[watch]Igcokama Elisha lithenge uNyanyavu leMoto Congra...

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 2 жов 2023

КОМЕНТАРІ • 121

  • @mthokozisintuli185
    @mthokozisintuli185 9 місяців тому +4

    Uyinkuzi mfoka kuphoswa kwenyathi uthenge VW Golf 8 latest ayikho esiphumile emva kalena oyithenge ngo July this year usuphindile futhi wathenga latest Toyota Fortuna ayikho esiphume emva kwalena ukuthenga 2 Brand new cars within 3 months Congratulations Mfwethu impumelelo ibuzwa kuwe asingakudleli umona 🎉🎉🎉🎉❤❤❤❤🎉🎉🎉❤❤❤😊😊😊😊❤❤❤❤

  • @nhlakaniphomlando8715
    @nhlakaniphomlando8715 9 місяців тому +8

    oMtebhosha sebezosuzela lolunyanyavu ke

  • @mbongenicyril9631
    @mbongenicyril9631 9 місяців тому +3

    Ave nincetheza amandla akhe nezifiso zakhe konke lokhu enikubalulayo ilembe ukuthi akumoto enhle niyadideka ngeke phela kucelwe kunina ukuthi kuthweni CONGRATULATIONS SKHOVA🎉🎉🎉

  • @bonganiemmanuel303
    @bonganiemmanuel303 9 місяців тому +3

    Khuphuka Duyaza Syabonga Bafo Muhle Umsebenzi

  • @NkosinathiXolaniButhelezi
    @NkosinathiXolaniButhelezi 9 місяців тому +4

    Aii ishayiwe ekhanda lensizwa ngeke

  • @that_kid_canon3904
    @that_kid_canon3904 9 місяців тому +1

    Congratulations Mthandeni ba4🎉🙏💯

  • @khanyilembabe1278
    @khanyilembabe1278 9 місяців тому +2

    Manqele siyakubongela bhuti👏👏kodwa uyenzanjani uba umshiye lo mgodoyi uNgizwe MLANDO MCHUNU

  • @marcusncube3293
    @marcusncube3293 9 місяців тому

    Toyota is the best and it never loose vl big up maNqele

  • @luckymduduzi6251
    @luckymduduzi6251 9 місяців тому +5

    Congratulations kwiLembe eleqa amany'amalembe ngokukhalipha Duyaza.

  • @doctorthulani
    @doctorthulani 9 місяців тому +5

    MR Paris

    • @NgceboShangase
      @NgceboShangase 9 місяців тому

      KGUPHUKA MSHOVI WENKANI KWABAN'NKANI UTHINI UBABA OMNCANE U DENISI MAKUNJE💪💯👍

    • @ngusefola7502
      @ngusefola7502 9 місяців тому

      KUCHAZA UKUTHINI UKUHLEZI UTHENGA NJALO IMOTO NJALO KANTI IGCEKE LAKINI LINGAKANANI UHLEZI ETHENGA NJALO AWUBEKEZELI UYEHLULEKA UKUHLALA NGEMALI USILETHELA ENYE I TRAFFIC KULE ENGAKE WAVELELWA UMSWELI UKUSEBENZA I OVER TIME UMA KUSATHENGWA IZIMOTO NJALO

    • @ngusefola7502
      @ngusefola7502 9 місяців тому

      AWUBEKEZELI UKUHLALA NEMALI KUYAKWEHLULA

  • @sihleshabalala973
    @sihleshabalala973 9 місяців тому +2

    Congratulations 🎉🎉 king 👑 duyaz manqele ilemb eleqe amany amalembe❤

  • @malixolemdutyana7733
    @malixolemdutyana7733 9 місяців тому +4

    Lungisa isound yakho baba, asisamzwanga manje umlungu uthin. syambongela umfoka Manqele🙌💯

    • @kingzosotv2965
      @kingzosotv2965  9 місяців тому

      Lungisa ifoni yakho speaker uzoyizwa

  • @sphansibande1710
    @sphansibande1710 9 місяців тому +3

    Naloke impela iLembe esilaziyo la kumaskandi iLembe eleqa amanye amaLembe ngokukhalipha Nodumehlezi kakuPhosakwenyathi iskhova sikazwelonke inkosi yomaskandi 🎉🎉🎉

  • @fikilemagwaza6231
    @fikilemagwaza6231 9 місяців тому +4

    Congratulations Mthonga Duyaza uyinsizwa kodwa mfoka Manqele

  • @thuthumchunu1414
    @thuthumchunu1414 9 місяців тому +4

    Uyinkunzi kodwa mfana 💪

  • @lunganimkhwanazi1329
    @lunganimkhwanazi1329 9 місяців тому +6

    usindisiwe wakhetha uJesu kodw buka nje imvunulo yakwabantu uyibhince kamnandi kanjni.....aaaya lomfo

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela 9 місяців тому

      lol phuma ezindabeni zabantu sisancoma imoto okunye cha

    • @lunganimkhwanazi1329
      @lunganimkhwanazi1329 9 місяців тому

      imoto yona aksiyo indaba zabantu? ngbona ngath nam ngincomile indlela avunule ngayo noma isiZulu syakudida weZndile-izilima@@ZandileKhwela

  • @SiphoMtetwa-qt9ub
    @SiphoMtetwa-qt9ub Місяць тому

    Sure nsizwa yakwamnqele siyakubongela umsebenzi umuhle sithi phambili congrats

  • @busisiwemgegeba1201
    @busisiwemgegeba1201 9 місяців тому +2

    Congratulations 🎉🎉🎉kwilembe langempela

  • @mziwoxolojerryngalonkulu6331
    @mziwoxolojerryngalonkulu6331 9 місяців тому

    Congratulations Duyaza

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela 9 місяців тому

    awuh uma sekhukhuluma George sound dololo

  • @mxolisikingjuniormakhoba8792
    @mxolisikingjuniormakhoba8792 8 місяців тому

    Ngyambongela ling duyaz ngimpandelwakho ongaboni

  • @snakhomthethwa7448
    @snakhomthethwa7448 9 місяців тому +3

    Asbonge Ilembe

  • @nkosinathibiyela8774
    @nkosinathibiyela8774 9 місяців тому +1

    Congratulations bafo inhle motor

  • @user-mr1ng4wn6l
    @user-mr1ng4wn6l 9 місяців тому +3

    Mshovi wenkani kwabanenkani😅😅

  • @thandazilendlovu2977
    @thandazilendlovu2977 9 місяців тому +1

    Congratulations 🎉🎉🎉🎉

  • @thabaninyawo-hv5ge
    @thabaninyawo-hv5ge 9 місяців тому +1

    IGcokama linzima ngempela ukuthenga imoto uvele akuhlele kalula nje bheka indaba yeLembe ibikhulunywa manje yena wavele walanda imoto esiqoshwe kanjalo

  • @scelongwenya6365
    @scelongwenya6365 9 місяців тому +2

    ILembe ❤❤❤

  • @cainluhlanga9146
    @cainluhlanga9146 9 місяців тому +1

    ❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉HALALA SIYAKUBONGELA

  • @user-ex6sv7xy7i
    @user-ex6sv7xy7i 9 місяців тому

    Uyinsizwa Manqele🎉🎉

  • @emmanuelngwenya6213
    @emmanuelngwenya6213 9 місяців тому +2

    Halala!! Gcokama😁

  • @lindokuhlekhulasande4139
    @lindokuhlekhulasande4139 9 місяців тому +3

    Ay uyahlupha Ndoda!!! Hay!!!🤣

  • @walterntombela8031
    @walterntombela8031 9 місяців тому +1

    Hay uyiqhawe mfana kithi ngabade ngiyakuvuma uhamba wedwa itop of the range leyo futhi iyi edition yakho

  • @user-jb9ng4vi1d
    @user-jb9ng4vi1d 9 місяців тому

    Ngiyakubongela Duyazi❤

  • @cebolenkosinzuza319
    @cebolenkosinzuza319 9 місяців тому

    Welcome home ❤

  • @sbusisolawrence3553
    @sbusisolawrence3553 9 місяців тому

    KHUPHUKA mfoka DUYAZA MAN akayekwe lomfana 😂😂😂😂😂

  • @tmgazi4778
    @tmgazi4778 9 місяців тому +1

    Congratulations mfana walanda eka 2024 ayi

  • @spanelaspakx1550
    @spanelaspakx1550 9 місяців тому +2

    Dukluuuuh

  • @sibongisenihadebe787
    @sibongisenihadebe787 9 місяців тому

    Mayingaputshuka ano Sola mina amahloni kimiiiiiiii 😂😂😂❤❤❤❤up ma red Nation Up leqa amanye ngokukhalipha

  • @thembelakhuzwayo547
    @thembelakhuzwayo547 9 місяців тому

    Congratulations

  • @user-wj8vz7bo5c
    @user-wj8vz7bo5c 9 місяців тому

    Hawu nawe usuyi Lembe Eish uthi uyathanda ukuzenza u Khuba uhlulwa yikufihla

  • @PhilwaneP-vv6xv
    @PhilwaneP-vv6xv 9 місяців тому +1

    Akwani caciselen🤣🤣mshoyoo kanti uyigidangomaa ephilee ebee igadi fut😂Nangu phela ngimbona emvulela manqele zicambaa🤣

  • @user-yw6wg3tu9q
    @user-yw6wg3tu9q 9 місяців тому

    Eiii akumthandi umgodi lokhu bakithi yeyi❤😂😂😂😂😂

  • @mthembisenimbatha-2124
    @mthembisenimbatha-2124 9 місяців тому

    🙌🏿🙌🏿🙌🏿🙌🏿

  • @senzanithendele1619
    @senzanithendele1619 9 місяців тому

    Kikikiki uphi uQuality ILE......

  • @user-vp2wi8zg4s
    @user-vp2wi8zg4s 9 місяців тому

    Congratulation

  • @user-rd5mu4nb6q
    @user-rd5mu4nb6q 9 місяців тому +1

    💃💃💃💃💃💃💃💃👏

  • @sanelethusi1828
    @sanelethusi1828 9 місяців тому +2

    Congratulations 🎊 putin ilembe

  • @kwanelekennethzulu3225
    @kwanelekennethzulu3225 9 місяців тому +1

    Siyambongela uMthandeni kodwa akasilo iLembe Nkosi Shaka iSilo UNodumehlezi kuphela iLembe kwaphela qha

  • @user-tt9qp7ry8z
    @user-tt9qp7ry8z 9 місяців тому

    Duyaza iLembe lethu lesizwe🎉😅❤

  • @bongamatsege6534
    @bongamatsege6534 9 місяців тому

    Sk putin ilembe congratulation

  • @user-kt7sk6kf4b
    @user-kt7sk6kf4b 9 місяців тому

    Ilembe ❤❤❤❤

  • @MbongiseniNtshapheka
    @MbongiseniNtshapheka 9 місяців тому

    Udla usoft life mfana wamadlakhe HALALA MTHANDENI SK

  • @Magebhula
    @Magebhula 8 місяців тому

    🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉

  • @thembekilechamane
    @thembekilechamane 9 місяців тому +1

    😂😂kazi kona labangwa kangaka legama, le Lembe seneqe ini ke nina ngoba phela uShaka weqa ngokukhalipha,😂😂😂

  • @mthokozisiblessing5284
    @mthokozisiblessing5284 9 місяців тому +1

    Inyoka yakho sk

  • @user-uq2xq8rd7l
    @user-uq2xq8rd7l 9 місяців тому

    🎉🎉🎉🎊🎊♥️

  • @user-iv5vh9gz5b
    @user-iv5vh9gz5b 9 місяців тому

    👍👍👍👍❤

  • @PhumeleleMathunjwa
    @PhumeleleMathunjwa Місяць тому

    Sk ushayile ndoda yamadoda

  • @bavuyilemramba8067
    @bavuyilemramba8067 9 місяців тому

    Naye usey Lebe 🤣🤣

  • @user-fb2fu9zw1r
    @user-fb2fu9zw1r 9 місяців тому

    Hamba manqele king of maskandi

  • @user-lt3gb6le8j
    @user-lt3gb6le8j 9 місяців тому

    Uyatolikelwa akezwa lu2 umlubgu😅

  • @kwazixulu1812
    @kwazixulu1812 9 місяців тому

    Kanti shilisi kasafundi yini😂

  • @user-dm9qe6en1v
    @user-dm9qe6en1v 9 місяців тому

    🎉 nali ILembe esilaziyo thina

  • @thulanimandisi9367
    @thulanimandisi9367 9 місяців тому

    kodwa into yokuthi azibize ngelembe liyindelelo inkosi uShaka ingama elithi ilembe walifumana kuliwe kwachitheka igazi lingelinye lamagama akwizibongo zenkosi uShaka kodwa xa idemocracy yenza abantu badelele ubukhosi kulungile , kulungile kodla esthebeni

  • @vusinkosi2886
    @vusinkosi2886 9 місяців тому

    Kanti akasazi ngempela isilungu nangu ehleba uyampelela loyamunti

  • @PhilwaneP-vv6xv
    @PhilwaneP-vv6xv 9 місяців тому

    Okungo Chillic koze kufe kuzincelebane zabanye abafana😂😂

  • @thembelihleduma5903
    @thembelihleduma5903 9 місяців тому

    Congra bhuti mthandeni

  • @AndileKhanyile-kq6nh
    @AndileKhanyile-kq6nh 9 місяців тому +1

    Inkunzi umthandeni

  • @jabulanimsomi8434
    @jabulanimsomi8434 9 місяців тому

    Manje le moto ayvuleki yini umnyango ungahakathi ngbona sevulelwa iscabha uMthandeni

  • @ndumisochiya7665
    @ndumisochiya7665 9 місяців тому

    Siyakubongela nkosi yomaskand bephelele

  • @zamothegodfather8392
    @zamothegodfather8392 9 місяців тому +1

    Hawu lesibhubhunyeka saphindela kwa Toyota 😂😂

  • @MhlanganoGumede
    @MhlanganoGumede 9 місяців тому

    Ballito

  • @matruh394
    @matruh394 9 місяців тому +1

    Chesa-mpama😂😂

  • @NhlanhlaZulu-du4pm
    @NhlanhlaZulu-du4pm 9 місяців тому

    Kubi ukuba isicashalala somunye umfana

  • @siphiwembiyela3886
    @siphiwembiyela3886 9 місяців тому

    Kodwa ibuhlungu indlela ophatha ngayo umshova umvulisa iscabha semoto kuhle komfanyana umbize "woza, woza, woza" sengathi ithwasana lakho kanti uyena ke muntu owayenawe ekuqaleni kuze kube manje.

  • @musazwane6013
    @musazwane6013 9 місяців тому

    Yeyeeee yemaNqele😂😂😂

  • @siphesihlelanga5783
    @siphesihlelanga5783 9 місяців тому +1

    Maye kuhle ukuthwalaaaa😂

  • @mamdlovu3136
    @mamdlovu3136 9 місяців тому

    Yayithanda Fortuner bhuti🙄

  • @thapelondlovu5801
    @thapelondlovu5801 9 місяців тому

    IFortuner unyanyavu😅

  • @VincentBMdluli-fb5ly
    @VincentBMdluli-fb5ly 9 місяців тому

    hawuuuu nyavunyavu Toyota Toyota imoto ekuthiwa Toyota is standard car bafwethu

  • @thuthukatw_mazibuko1614
    @thuthukatw_mazibuko1614 9 місяців тому

    Kuthi umuntu wesfazane oyitshitshi 😂😂😂

  • @nonhlanhlandimande2244
    @nonhlanhlandimande2244 9 місяців тому

    Weeee blacks, more liability more liability,baba nini nama asset bajabule ngawo,let change the mindsets.

  • @nkosithandileshoba
    @nkosithandileshoba 9 місяців тому

    Uchuku😂😂😂

  • @mpumezibuyisile2927
    @mpumezibuyisile2927 9 місяців тому

    Inkulu indaba ye Lembe

  • @khulekanimanqele5257
    @khulekanimanqele5257 9 місяців тому

    🦉🎉🛖👑

  • @HlangulaniKhumalo-zk8ur
    @HlangulaniKhumalo-zk8ur 9 місяців тому

    Awu nawe suyilembe futhi ayi uyehluleka uyafosta

    • @maxwellkhanyile2831
      @maxwellkhanyile2831 9 місяців тому

      Kuyokusiza ukubuza mawungazi ngoba uMthandeni waqanjwa uMphako leligama 2021 thini peh ngizwe

  • @senzanithendele1619
    @senzanithendele1619 9 місяців тому

    Sacela ukuzwa isilungu lento oyikhuluma nomlungu

  • @BonginkosiDubazane
    @BonginkosiDubazane 9 місяців тому

    Umuntu ohlakaniphile uzobona ukuthi ukuze adume uMthandeni kumele avele nento ezophikisana neka khuzani ukuze aqhubeke adume futhi abe nemali if kuthiwa akekho ukhuzani cha uSkhova ngabe akadumile kanje

    • @SpheleleMthethwa-ib6er
      @SpheleleMthethwa-ib6er 9 місяців тому +1

      Ngabe uvinjwe yini ukuthi adume uwena?

    • @BonginkosiDubazane
      @BonginkosiDubazane 9 місяців тому

      @@SpheleleMthethwa-ib6er mawuthanda futhi mawubona kanjalo ukuthi yimi ayikho inkinga

    • @thokozilebhovungana1390
      @thokozilebhovungana1390 9 місяців тому +1

      ,😂😂😂 Shuthi uyivukane kumaskandi mfana umthandeni uyena owazibiza ngelembe musani nje ukuzenza ughe nomcineka nilokhu nibhincisa into engekho

    • @BonginkosiDubazane
      @BonginkosiDubazane 9 місяців тому

      @@thokozilebhovungana1390 umbuzo usamile nje uke wamuzwa yini ukhuzani ezibiza nge Lembe

    • @BonginkosiDubazane
      @BonginkosiDubazane 9 місяців тому

      @@thokozilebhovungana1390 asilungise le yomfana bhuti cha angyena umfana even ungangibona ngiwu bhuti wakwa Dubazane eMnambithi nokungibonela eduze akuyona inkinga ukuze ilungiseke leyokubizwa ngomfana

  • @jobesithole5590
    @jobesithole5590 9 місяців тому

    Siyambongela uManqele. Kazi kodwa omasikanda bogcwalisa amagalaji ngezimoto nje baphi omakoti? Kuchonyelwana ngezimoto kodwa lutho ukuganwa. Yeyeni we bantu !!

    • @maxwellkhanyile2831
      @maxwellkhanyile2831 9 місяців тому

      Ngiwumlandeli kaMthandeni impela omkhulu futhi kodwa cha waze wakhuluma kahle bafo

    • @jobesithole5590
      @jobesithole5590 9 місяців тому

      @@maxwellkhanyile2831 Ngiyabonga mfoka Ngwane. Lento iyangikhathaza kakhulu. Kunalokho laba fowethu bahambe betshala izingane umhlaba wonke. Umuntu unengane eGoli, eThekwini, Lundi, njalo njalo.

  • @user-jd9xn5ej2t
    @user-jd9xn5ej2t 9 місяців тому

    Naloke ILEMBE langempela silibona ngokukhalipha . Alililweli igama LELEMBE uvele wakhombisa ukukhalipha akasekho ongabhala imoto kanje 😂😂😂😂

  • @SboMokoena-lo3xt
    @SboMokoena-lo3xt 9 місяців тому

    Useze ayovunula apathe nehawu, ayi impakamo kodwa

    • @asandazakwe2285
      @asandazakwe2285 9 місяців тому

      Impakamo kanjani umuntu evunule

    • @siyabongamcebi8892
      @siyabongamcebi8892 9 місяців тому

      Umona ngeke ukuse ndawo

    • @AndileKhanyile-kq6nh
      @AndileKhanyile-kq6nh 9 місяців тому

      Udlala umona Wena akancethezi okusalayo wenza intoyakhe nje kwaphela

    • @nomusangcobo185
      @nomusangcobo185 6 місяців тому

      uyazgqaja ngokuba umzulu wenza into enhle kakhulu elikamthanyila

  • @josephndlovu3918
    @josephndlovu3918 9 місяців тому +1

    Duyaz ilembhe lankempele