Owayeshelwa ngenkani ehamba nesokalakhe bamshaya wakhubazeka | IZINKINGA ZOMNDENI | S3-EP1
Вставка
- Опубліковано 10 лют 2025
- Register Link: ebpartners.cli...
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #confession
Inkosi imbusise lomfana akhule yinhle inhliziyo yakhe❤. Basakhona abantu beslisa abalungile
@@Fiso-d5t eyi nkocyam if ibingomunye umfana
Ngekade wamshiya
Wamuhle u presenter madoda handsome man 😮❤❤❤🌹🫶🏾
Uyaphila
lobhuti
Unkulunkulu
akbusise❤️
Ayii presenter yethu handsome ❤❤❤siyalubona nje uhlelo khona silokhu sibabaze ubuhle bomfana😂
😂😂😂silokhu sithi `wow` nje
@@AphileRadebe-c8c 🤣🤣🤣sibabaza asiqedi...
loool
Ibuhlungu Indaba kabafo 💔, to you our new presenter you're welcome, but bengcela ukuthi uzifundise ukuthi unekeze IGuest iskhathi esanele sokuthi ilande udaba lwayo kungabe sekuba nguwe oxoxa kakhulu, uControle nje amaQuetions akho 🙏
Ababoshwe laba abenza lomshophi izedeleli lezi ezenza kanje😭
Akuzona izideleli imshiphansangu nje edinga ukt iyelwe inyangeni isanganise lezinja finish
Wavele waluphatha kahle uhlelo usaqala. Umuhle ngokunjalo presenter ❤
Kunzima umndeni kasisi awu kodwa Noma wawonile ukuyekelele ngisho usunje kodwa njalo ukube lokulimala kunoRAF ngane sebamthatha kubo
Iqiniso lelo yooo vese abakaze bamthande kuyacaca angeke uthukuthelele umuntu oyigazi lakho noma esekulesimo umndeni nje ongathandani lo thanx to usisi osakwazi ukuzombheka udadewabo🙏
Ngimthanda methi ngeke ngimlahle ngoba kufana nokuthi walimazwa imina .nkosi ikukhulise uthole omuhle umsebenzi
Family ye ntombazane ayikho right awukho mgodi wokulahla muntu
Mhlawmpe babevele bengamthandi
mhlampe babemkhuza mhlampe wabadelela futhi
Ababoshwe labolwabishi ngeke,its so painful
Ngiyambongela udadewethu ngokuthola indoda eneqiniso akusajwayelekile lokhu nkulunkulu uzonisiza bhuti akwandisele nezinsuku zokuphila kamwakho
Ngaze ngamzwela Sakhile Jesu Koda family kacc nembeza nawshonisap noma ningamlahla ekugcinen uyigaz lenu😢😢😢
Eish! Ibuhlungu lendaba bt ngibonga umfwethu Sakhile uthando analo awu bakithi kuko konke Unkulunkulu ubhekile uzoluthola usizo mfwethu bhuti wami akaye Sassa ayolanda ama-form azimbalisa disability grant incane bt khona la izovala khona angeke kufaneGod blessed u bhut'Sakhile hayi ubile nalo uthando ngosisi❤🙏🙏🙏
Sizokujwayela ke we bafo ungaworry kunzima njee kona kodwa siyizwe sinawe❤❤ Ms Mamellow wovalelisa we ooh
Yaz nje oe wavele wanyamalala kanjalo nje Mamelloo sesim'jwayele no goodbyes 😮
Haibooo umamello uphi sifuna opart 2 nje kakhulukazi lowasemeyiville😂
unkulunkulu akubusise bhutwami kuzolunga ungamlahli qhubeka naye nizobusiseka nobabili
Angikaze ngikahle kanj ngengane yomunti😭💔😭 kodwa mfwethu ngibong iqimiso lakho unkulunkulu akwandisele akuphumelelise bancane abanjengawe othandweni
Ngikhala kuyimanje 😭😭
Siyabonga Sakhile bhuti unkulunkulu akubusise alulame ucc❤
Sicela amalikes bafe2 singabuki kphela 😊
Is this your channel 😂
Wamuhle u presenter 🎉
Akweniyeke ubufebe nansi inkinga uMagwaza abhekene nayo eskhundleni engabe kukhulunywa ngendlela yokt asizakale umama wakwaSakhile
Awwww salethelwa I presenter entle kanje manje.. I can't even focus ngiloko ngibuke nay I crush yami😂❤❤
Wamuhle u presenter❤❤❤❤
Nalokhu nithi yinhle i presenter kanti yini ngani niyayifuna bukelani iblaqlife niyeke ama presenter bese ni commenter kahle into ebalulekile hlukanani nama presenter haibo ❤❤❤
True basize no bhut no cc bayeke ukuncoma to much ewu
😂😂😂😂anisyeke bakithi muhle umfana akuzibeki lokho🤣🤣😔
😂😂😂awubatshele/bachazele oe.
Ai we Presenter waze wamuhle handsome ❤❤
Kunabantu abazenzela umathanda emphakathini ngoba benamandla.akakubusise uJehova
Kwaze kwzwela 😢😢😢😢
Yaze yabuhlungu indaba yezngne bekithy😢 kdwa ke mina ngbona ucc eyekelelwe kakhulu izdalwa zakubo zagcina zimfaka kulengozi ngenxa yokuhlala nobhuti bengaganene, kmele ahambe ayoshweleza Kubo emsamu avume kth wonile njengengane ucela bamthethelele uyoba ngcono aqaqeke nemsipha ebophene, ngoba amathombo amanye asembhethe awaythandi le yokhlalisana,abathandane bavakashelane konke kzoba ryt
Number 3 to comet from Mandisa Ndlovu watching you from Verena mpumalanga Ndzunza section between Witbank en Bronkorspruit
Waze wamuhle umfana 😮😢
ukuthanda madoda loku kudlala ngawe
@@lungisanimbambo6997
Ukuncoma nokuthanda akufani yin awufundanga eskolen?
😢😢😢kwaze kwanzim jesu wami emhlabeni mfth inhl into oyenzil ukuhlal nomuntu wakho esenkingeni
Bhuti kubuhlungu kodwa kuzobaryt 💔
Big up Sakhile unothando for sthandwasako god will reward you may the love you showing her grow stronger everyday ❤❤
Yoo the story it's so painful but bazolutola usizo Siyabonga uthando nobuqotho bukabhuti God bless🎉❤
I pray for a healing
Lubuhlungu udaba lukasisi nkosi yami engathi uMndeni wakhe ungayithola indawo yokumxolela, sibonge bhuti wami ngokumnakekela usisi ungapheli amandla. uNkulunkulu ukhona ningayeki ukukhuleka uNkulunkulu akamlahli umuntu😭😭😭❤️❤️
Cela iblaqlife TV ikuphelezele uyoxolisa kwa gal. Ugal abuyele ekhaya wena uhambe uyofuna umsebenzi
Unkulunkulu akbusise ngomsebenzi omuhle idloz lakhe likvulele iToho, 🎉❤
Mmmm nkosi isono💔😭
Kubuhlungu 😢
Mlungwana Mabhodla❤🙌
It's my 1st time watching dis show welcum to da presenter kodwa my brother yehlisa imibuzo eminingi uyeke de comcplanent izikhulumele nje yhoooooo imibuzo yakho miningi
ngaze ngabuzwa ubuhlungu ngiyazisola ngokuthi ngiyibukeleni le episode ngibhlungu kakhulu😔😔😔
Yimi loyo angiyiqedanga Sisi wami 😭😭😭😭😭
@@MthokozisiSishi-v3t eish kunzima asithembele kujehova kuzolunga
Congratulations presente🎉 uwenza kahle umsebenzi wakho❤
Presenter asikwazi uku concentrate endabeni umuhle kakhulu nawe yooh🔥🔥🔥🔥🔥
Libuhlungu Xem kakhulu ayikancane 💔💔💔
Kodwa Jesu Kristu kwaze kwabuhlungu yehheni
Mmm syabonga bhut
Kwabuhlungu😭😭💔💔💔
Big up new presenter ❤ you deserve this position
Yebo musakazi ubuzo wakho wasekhaya umaningamu shwelezela makubo wentombazani
Siyabonga uthando bafo kodwa abakubo cc nabo abasamzweli sicela kwenziwe indaba yokuthola igrant handsome presenter
Eish it is so painful,guy 50 donation each of us can make a different 🙏🙏🙏 account pls
Yebo nkoc yami
Ngempela nkosiyami
Ngenelela Nkosi kwaze kwanzima 😢
Kwaze kwanzima Nkosi
Welcome to the family bhut wethu 🎉🎉🎉
What a sad story 😭😭😭😭😭
Sicela u part2
Blaqlife tv thanks again 🙏🙏
Hopefully you will be able to her
God bless u mft ngiyamazi kakhulu uSakhile❤
😢😭mmh kodwa nkosyami kwaze kwanzima
Ababoshwe Phelan abakhubaza cc kuthulelweni ngempela ,sengathi ungaluthola usizo mft unesineke nenhliziyo enhle
Ngathi ungasizakala alulame no mama wakwakho
A sad story indeed! She's/ they're in our prayers & God shall prevail 🙏🏾 presenter, may you please always say where to forward donations...
Praying to God to open doors for them and the lady to get doctors to assist her with operation. God of second chances take your place in this matter.
Yo ubuhlungu obungaka nkosi yezulu 🙆🏿🙆🏿😭😭
Baphi abomthetho. aphi amalunga omphakathi athule athini kodwa into echazwayo. ayiphelele bathini esibhedlela wena Sakhile awunabo yini abafowenu abazala izihlobo kusho ukuthi umthetho awukho la kulelizwe uSakhile akaxhumane nenhlangano Ka Thuleleni Ka Mdu Mkhwanazi bazomsiza kufanele asheshe asizakale ngoba base bancane kusafanele bakhe umndeni liphi ikhansela elavotelwa ngabantu noma seloze libonakale sekuseduze ukhetho sifakwa kanjani isandla kulesisimo chazani
Painful story kwd engikuthandayo ukuthy umf2 usahleli naye
Hawww ngaze ngamkhumbulake kodwa u Mamelo wakaZondi mase ezosho ngezwi lakhe elimnandi 😅
Kube omunye ngabe usabeleka ustrong bhut wami kodwa nomnden unomya badla noma ngathiwa bacikwa ukt ukipitile kodwa awkho mqgomo wokulahla munt 😢
Kwa L palmiet road clare estate
Kwaze kwabuhlungu i pray she gets justice imagine being disabled cz of a evil person no i say blaqlife must get justice for both of them iwrong lento
Iheee lowogesi mhla walimaza ingane 😏😏
U presenter wohlelo❤ wozala wena hawu😅
Yazy abntu angazi ninjani kahle hle angithy omama ngoba obaba ngke bayenze lento ubaba lomama badinga usizo nina nibusy nyweee nyweenywe presenter muhle handsome man nilande ukuzoqothamela ohandsome 😢😢😢
Kwaze kwabhlungu💔... Bhalisa disability grant bhut
Useshonephi umamelo😢
Sakhile waze wanenhliziyo enhle bhut wami.Awumlahlanga umuntu wakho syabonga n uzothile bhutza wami awuziphakamis inkoc ikubusise kukhanya empilwen wakh uluthole usizo
Waze waphila bhuti Sakhile qhubeka unakekele umama uzokusiza uJehova
Buti uthixo akubusise unetliziyo entle sheim
Kwaze kwabuhlungu babhekene nobunzima ayisukunyelwe lendaba bathole ubulungiswa 😢 abashintshe ne ndawo
❤Mmm presenter wamuhle mfan
Well done Sbu
Kungcono ubhuti ashitshe indawo babe sebyaboshwa ayikho enye indlela
Yaze yabuhlungu Indaba Nkosi yami 😭😭 inkosi ize inbusise lomfana inzima lento ebhekene nalomfana
Kwakumele umuse kini umakoti wakho ayonakekelwa kini akusona isixazululo ukuyeka.umsebenzi odadewenu umawakho.bebezomsiza umakoti wakho wena uqhubeke usebtnze
Yooooo what a sad story bru😢
Ayi asikho safety bakhala kangaka ngawe bafo ngapha sibona imiilo nje bakhala ngawe ngiyazisa ngomuntu wami, phephisa sisi no Sakhile
I data liyaphela ubuza imibuzo eya behind the scenes
Yhoo 💔💔
Mmm ngaze ngabhlungu ngalestory sicela makukhona lasingaphosa khona niyvule indawo yokuphosa noma ngabe kuncane kodwa kowenza umehluko
Kyabongeka mtanomuntu ukuthi ungamlahli uqhubeke naye ,uthando lweqiniso into enjenake....unkulunkulu eñgathi angakupha umsebenzi nithole nendawo efanele enizokwazi ukuhlala kuyona
😢😢
God bless 😂🙏 you mfanawami sicela nimzamele RDP house neGrant
NgoKwazi kwami ikhona I grant abangayithola kwi government yokunakekela abakhubazekile
Welcome our new presenter🎉🎉
Yaze yab’hlung indaba kamfwethu😢
Ayi uyinddoda bafo ukhuliswe kahle uthando udaliwe unalo ukube ilababakhona manje ngabe sebabaleka i wish ithole usizo indoda nocc alulame athole usizo ujehova enze imilingo by feith cc ujehova uzokusiza ululame ingani wakwazi ukuvusa uthalitha ekufeni esenuka nawe usengakusiza awaxhume lamathambo be heal in jesus christ name
Uzinhle insizwa ngathi uzalwa yim
Mxm ,thina sifuba ustufuza ayii lona uvumbukaphi?
Ibuhlungu lendaba 😢
Can't wait ❤❤
Welcome new presenter.
Sakhile God bless uou mfwethu..
Sisi kuzolunga bakithi God unani
Other questions are not necessary we muntu