Gcwalisa Spring Picnic, Abalandeli Bayaqhatha, Maskandi is a Business

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 5 лис 2022
  • #SgeqaMagula #RealTV1 #podcast
    Gcwalisa Spring Picnic, Abalandeli Bayaqhatha, Maskandi is a Business
    Please Use this Link to Join our Channel Membership
    Link: / @realtv11
    Your Support will mean a lot to us. we thank you
    Real TV1 is an independent Media Company, which features News which are predominantly in isiZulu (90%).
    The purpose of this channel is to update and entertain people in South Africa.
    The Home of African Trends.
    For business:
    Email address: Realtvone1@gmail.com
    Phone Number (WhatsApp Only): 079 519 9084
  • Розваги

КОМЕНТАРІ • 112

  • @thuthukanidlomo3749
    @thuthukanidlomo3749 Рік тому +7

    You guys are great people uma umuntu enibona personally, It was great talking to you izolo. Keep it up

  • @ttkamara1193
    @ttkamara1193 Рік тому +15

    Nichema kakhulu so ningasondeli kumcimbi kakhuzani and iyaphumelela with or without real tv . Yekani ukuchema bcs njalo kuma interviews wenu niyabonisa ukuthi nihamba nobani so know your boundaries. U Khuzani akadli nge real tv . Nisazoxoshwa kakhulu futhi danko

  • @artists6262
    @artists6262 Рік тому +5

    Did you book ukuba kwi event, or nivele nathushuka nje out of no where if niyilandelile imigomo Vezani iproof yokuthi beninikeziwe iright yokuthatha icontent lapha. Ningazongcoli igama lo muntu ningaphethe lutho

    • @mkhululimfecane6049
      @mkhululimfecane6049 Рік тому

      True hey, mavaveze I proof yokuthi banikwe I Wright yokuba babe pha

  • @artists6262
    @artists6262 Рік тому +3

    Ukube baxoshe wena wedwa yellow bone uphapha too much njalo ufuna into embi ngoKhuzani, but ncese kulo omunye.

  • @sanelentuli2339
    @sanelentuli2339 Рік тому +13

    Ey'sh Sorin baf2 koda Nani anikho nuatral nitshekele nganxanye,angisho ukuthi ngithini.you'r putting your support to someone??first and your work behind,I like your work majita,koda lento yoqhawe lami ikhona nakunina futhi aniyifihli anibe oqhawe lami behind the scenes baf2 everything is gonna be alright keep it up with your good work 👍

    • @athenkosiitnasius4247
      @athenkosiitnasius4247 Рік тому

      Kunjalo Bafo bachemile kakhulu yet bane show...abakufihli lokho ukuthi batshekele ngakephi.

    • @sanelentuli2339
      @sanelentuli2339 Рік тому

      @@athenkosiitnasius4247 ngyabong mf2 uma ukubona lokho, God bless you 🙏🙏

    • @phelelanimafuleka3854
      @phelelanimafuleka3854 Рік тому +1

      Bacheme ngani mft mhlampe awungenze ngiqonde coz sengineskhathi ngilandela labafana

    • @sanelentuli2339
      @sanelentuli2339 Рік тому +1

      @@phelelanimafuleka3854 😂😂😂😂 mhlampe nawe uhamba no ? Angazi noma ibhola uke ulibuke na?Isbonelo uma iSundowns idliwe uJrn khanye uncoma ITeam edle iSundowns noma ubheka amaphutha enziwe yi Sundowns,koda uma iwinile ubheka amaphutha enye ITeam noma uncoma iSundowns, that's my answer bru hhayi Kabi, 🤙

    • @phelelanimafuleka3854
      @phelelanimafuleka3854 Рік тому

      @@sanelentuli2339 Washaya ecelen ngamalengiso, baxoshelwe ukuchema ngokusho kwenu kodwa futhi lomuntu okuthiwa bacheme naye uqashiwe kulomcimbi?? Baxoshiwe abalandeli baka Mthandeni bona?? AWUNYI PERHAPS!!!😃

  • @nkanyisonyandeni2985
    @nkanyisonyandeni2985 Рік тому +8

    Kushukuthi benixoshelwa ukuchema kwenu,... Angisho ukuth kuhle ukuxoshwa kwenu..... Bekume nigencwe nina🤣🤣

    • @sikhumbuzohlongwane
      @sikhumbuzohlongwane Рік тому

      Bacheme nobani

    • @ttkamara1193
      @ttkamara1193 Рік тому

      Bacheme kakhulu ngiyawamamela ama interviews abo onke ayabonisa ukuthi basuke bekuliphi I side not kukhuzani no mthandeni kuphela but kubo bonke

    • @nkanyisonyandeni2985
      @nkanyisonyandeni2985 Рік тому

      @@sikhumbuzohlongwane Hamb ubuke amaVideo abo uyobe Usubona ke....

  • @sc5384
    @sc5384 Рік тому +5

    Hard luck zinsizwa....kodwa nganizwa nithi uKhuzani akaze esho lutho ngoLuve ngavele ngabona ukuthi nibuye ningabi nalo iqiniso uma kuziwa ngakuKhuba

    • @ttkamara1193
      @ttkamara1193 Рік тому +4

      Bayizinja ezingamfuni ukhuzani nami umuntu ongangifuni nongikhuluma kabi angimfuni bafana no ngizwe . So nje it's a good lesson to kuzozonke izonakali nezichemi

  • @samumaureen8698
    @samumaureen8698 Рік тому +3

    Ngaze ngajabula ezweni 🤣🤣

  • @bhudabrighttv7651
    @bhudabrighttv7651 Рік тому

    Khuphuka ba4 ❤️sizokhubeka sinithande

  • @sphahndosi4509
    @sphahndosi4509 Рік тому +4

    Kfanele banixoshe yelloborn cheme kakhulu always mebhala ngokhuzani uyagxeka ingakho bemuxosha benzekahle ukuze ezofunda ukuba neqiniso

  • @maredodlamini8981
    @maredodlamini8981 Рік тому

    im in Eswatini n angiwubonanga umcimbi. kuwrong ukucosha abantu abaphushe umcimbi

  • @fezilehlongwane9511
    @fezilehlongwane9511 Рік тому +3

    I think the reason behind this is that the yellow bone guy was in Mthandeni's show ,i've seen him there and it shows that ucheme noMthandeni. Secondly I saw him saying Mthandeni's term which says "siyabenyanya"and people were saying bad things about Khuzani and he was laughing

    • @drccongo1330
      @drccongo1330 Рік тому

      So what was the problem khuzani fans are st...p d

  • @gcinasimphiwe518
    @gcinasimphiwe518 Рік тому +1

    Nami bengizonixosha ngiwuKhuzani phela umbese wenu usika ngangxanye

  • @Sithembele_Magwaza
    @Sithembele_Magwaza Рік тому +7

    Nixoshelwa iqiniso babhemu ningayeki qhubeka ngeqiniso liyasphilisa thina

  • @lindelanilindo6493
    @lindelanilindo6493 Рік тому

    RealTV sinani bafweth, ningapheli amadla isosha lifela emsebenzini

  • @WeChatWithINKOSAZANEH
    @WeChatWithINKOSAZANEH Рік тому +2

    Aibo ubani owenze isenzo esibi kanje😂😂❤ ngiyanithanda niyezwa

  • @bonganihelman2991
    @bonganihelman2991 Рік тому +4

    benze kahle bakugxosha wena uyixoki kabi

    • @RealTV11
      @RealTV11  Рік тому

      😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂

  • @getforexinstitute438
    @getforexinstitute438 Рік тому

    Lendoda yakhuluma iskhathi eside ngath beyi prepared 😃

  • @bonganibhebhe6318
    @bonganibhebhe6318 Рік тому

    Kahleni bo ,cha kwaze kabuhlungu bafowethu kodwa u Nkulunkulu unani no Jesu naye bamzondela amaqiniso.Keep up your good work 👏 👍 😉 💪 👌

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 Рік тому +1

    Uyabona lento Yoqhawe lami kodwa😎😎😎 wathi umkhulekelwa iwubulele umaskandi🤯🤯

  • @sinothilenaturesimelane3220

    NAMI ngi surpporter bonke abaculi but the inkosi yamagcokama is the best one

  • @nkululeko.m1189
    @nkululeko.m1189 Рік тому +5

    Ei Majitha Cha ngyanibona kuzwelile ukth nixoshiwe kodwake ninganaki angithi vele anincenge muntu njengoba ehlale esho uNelo ukth mawngayfuni iReal Tv1 unelungelo lokuyobuka enye iChannel so I think nani ningayoshutha amavukane eWorkshop nibe Ryt.

  • @mduduzisyabonga5122
    @mduduzisyabonga5122 Рік тому

    Banixoshela umgodi 😄😄😄phela umgodi uyafukamelwa

  • @vishigovender5967
    @vishigovender5967 Рік тому +2

    Wenzekahle ngoba niyaphapha kakhulu.engathi ningabafazi.fusek

    • @RealTV11
      @RealTV11  Рік тому

      😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂

  • @zakeszakeleni5663
    @zakeszakeleni5663 Рік тому +3

    Good

    • @RealTV11
      @RealTV11  Рік тому

      😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 Mxm uthi Good ini 😂😂😂😂

  • @athenkosiitnasius4247
    @athenkosiitnasius4247 Рік тому +8

    Nichemile bafe2 iqiniso lelo...your show is all about uMthandeni.

    • @phelelanimafuleka3854
      @phelelanimafuleka3854 Рік тому +2

      Bathini ngoMthandeni?

    • @ttkamara1193
      @ttkamara1193 Рік тому +1

      Kakhulu nami bengizobaxosha nje . Abaye lapho be favor khona

    • @phelelanimafuleka3854
      @phelelanimafuleka3854 Рік тому

      @@ttkamara1193 But uMthandeni uqashiwe nje yena and abalandeli bakhe Kade bakhona why bengaxoshwanga bona?

    • @mzothulembatha3084
      @mzothulembatha3084 Рік тому +1

      Ayikho leyonto ingawo wonke umuntu ishow yabo inkinga nje nibazondela ukuthi bakhuluma iqiniso too much

    • @phelelanimafuleka3854
      @phelelanimafuleka3854 Рік тому

      @@mzothulembatha3084 Abantu bazokuhlekisa Yaz..ubulima abufundelwa kokunye uzalwa nabo nje.😂

  • @nkosimankosiyz5681
    @nkosimankosiyz5681 Рік тому +4

    Banixoshe ngoba nani niyanyanyisa manje😏😏ukhuzani animfun nin nichemele n nize ngikhombise nxii

    • @RealTV11
      @RealTV11  Рік тому +1

      lol manje uyabhala bese uyazi layikhela 🤣🤣🤣

    • @nkosimankosiyz5681
      @nkosimankosiyz5681 Рік тому

      @@RealTV11 tseg man yellow bone ningcasula kabi ukube niyazi🤣🤣🤣🤣nxi

  • @thobekaninyathi5843
    @thobekaninyathi5843 Рік тому +1

    Nisazoxoshwa manisenje bafana bakithi

  • @bonganisbongiseni1105
    @bonganisbongiseni1105 Рік тому +1

    Cha lamadoda awachemile nje akhuluma iqiniso up really TV 1 sizoni supporter thina cz niyalikhuluma iqiniso

  • @Hottestiz
    @Hottestiz Рік тому

    Cha u bhedile-ke u khuzani

  • @nkanyisosithole3460
    @nkanyisosithole3460 Рік тому +1

    Real tv 1 ishow singabathandi bakamaskandi esiyikhonze kakhulu and uKhuzani iqhawe lethu mina bengingacela uma kukhona ubutha noma ukunyathelana kabi enake naba nakho nomfokaKhuba enikwaziyo neningakwazi both sides nikulungise madoda ayilwe ngamadaka umsebenzi wenu as ama brand ninoKhuba siwuyawuthanda

  • @felemntwinigumede4981
    @felemntwinigumede4981 Рік тому

    Banixoshe kahle,,, fuseg no mthandeni wanifusegisa and nale ndoda iyasangan labaculi

  • @thabospha9213
    @thabospha9213 Рік тому +2

    Kubi kuth xoshiwe real tv ningasuki ekumelen qiniso

  • @sphesihlemajozi8919
    @sphesihlemajozi8919 Рік тому

    #sgeqamagula

  • @thobelanicondo7446
    @thobelanicondo7446 Рік тому +1

    Niya layeka Nina realtv aninalo iqiniso nilwa ngokhuzani most of the time on your interview Nisuke nigxeka Ukhuzani wenze kahle sihle isiqumo sakh

    • @RealTV11
      @RealTV11  Рік тому

      😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂

    • @thobelanicondo7446
      @thobelanicondo7446 Рік тому

      @@RealTV11 wothi ngiyo unsubscribe kwi channel yenu ngob ni bias Nina

  • @sibongilemadela472
    @sibongilemadela472 Рік тому +1

    Nilayekile niyaphapha nina

  • @nhlakaniphokhambule7016
    @nhlakaniphokhambule7016 Рік тому +2

    Benivele nofunan entwen kaKhuzani as ningamfuni angan benobheka amaphutha nibuye nizoma ngawo la cz uyenamunt enihlez nimelene naye

    • @RealTV11
      @RealTV11  Рік тому

      😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂

  • @phansingobubhatrading723
    @phansingobubhatrading723 Рік тому +1

    Kuyabonakala beningekho, ey umuntu akaze ebe updated njengenjwayelo. But ke akusenani.

  • @mxolisindlovu552
    @mxolisindlovu552 Рік тому

    Eish kwakubi bafwethu ukuzwa lokho

  • @falakhemthethwa2793
    @falakhemthethwa2793 Рік тому +1

    No nani majita akenizinuke amakhwapha ninokuxoshwa nje noma kanjani

  • @vukaningubani8683
    @vukaningubani8683 Рік тому +1

    Ngiyanilandela mn ngiyaythanda into eniyenzayo kodwa Kade ngabona ukuth ngath nichemile mhlampe yiloko🤔🤔 bt sorry💔💙💙💙up khuba elethu leloqhawe💌

  • @letsfight3908
    @letsfight3908 Рік тому +2

    They made it without you,bazoqhubek futh ,nina yekan ukuchema

  • @siphesihlendlovu6692
    @siphesihlendlovu6692 Рік тому

    Niyalayeka sengathi banganigxothanjalo

  • @sphesihlemajozi8919
    @sphesihlemajozi8919 Рік тому +3

    That is totaly wrong we love u guys iqiniso niyalimela #Sqedamagula

  • @vusumuzisithembisomasuku2123
    @vusumuzisithembisomasuku2123 Рік тому +1

    Lol ushaka ngemuva madoda nimyekelani edlule

  • @sphakemezondi4343
    @sphakemezondi4343 Рік тому +2

    Benzekahle

    • @RealTV11
      @RealTV11  Рік тому

      😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂

  • @spheleledlaminih5609
    @spheleledlaminih5609 Рік тому

    Usuzani unixoshele ukuth anizwa ngaye futh iskhathi esiningi anikhulumi ngaye nikhuluma njeee mara ke syanithanda bafe2 iqiniso lenu

  • @luntuzenzile2743
    @luntuzenzile2743 Рік тому

    Dankie Khuba mabaye ku Mthabdeni ziyakhala ke manje 🤣🤣🤣

  • @johnsonmabunda6376
    @johnsonmabunda6376 Рік тому +1

    Your interview with saliwa was very nice we really entertained

  • @sthokozomapumulo3385
    @sthokozomapumulo3385 Рік тому +1

    Ngdumel kodwa 🥺

  • @sbondingi3917
    @sbondingi3917 Рік тому +1

    Hau kant ukhuzani

  • @zanelengcobo7794
    @zanelengcobo7794 Рік тому

    Nixoshelws iqiniso phela usbanban ufuna kubanjwr I mandate yakhe yamanga

  • @therealkhulekaniginatv7666
    @therealkhulekaniginatv7666 Рік тому

    Nilayekile.

  • @abxgalela5275
    @abxgalela5275 Рік тому

    Kwabuhlunguke okwenziwa ukhuzani ecindezela amaBusiness wabantu abamnyama phansi ngapha yena ekudinga ukwesekwa ngmazi ecabanga kahle but kulokhu ugejile

  • @siyabongasibukeli5368
    @siyabongasibukeli5368 Рік тому

    Phela okhuzani kuhamba kuziveze ukuthi abafundile so media I poster ekuthandayo futhi ngeke wilawule

  • @thabanggoodman6278
    @thabanggoodman6278 Рік тому

    Niyahlupha kabi nina, kwezinye zezinto enikhulumayo anikhulumi kahle bafwethu. Ngyawalalela ama video wenu most yawo, but indlela enikhuluma ngayo nibuye nikhombise ukuchema.
    Bhekani indlela yenu bafethu enisebenza ngayo otherwise miningi imcimbi enizoxoshwa kuyo.

  • @msirasikela3381
    @msirasikela3381 Рік тому

    Noqine bafethu loKhuzani lowo uyahlanya ucabanga ukuthi ungcono akahambe ayofa

  • @zithuleledlamini8136
    @zithuleledlamini8136 Рік тому +1

    Jah wenze kahle anifundisekile ngeqiniso elitshekile Hambani nilandele imgudu maniza emcimbini ya bantu

    • @RealTV11
      @RealTV11  Рік тому

      😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂

  • @slindileoluhle1818
    @slindileoluhle1818 Рік тому +1

    Wenzekahle

    • @RealTV11
      @RealTV11  Рік тому

      😂 😂 😂 😂 😂 😂

  • @sphiwegeqele3867
    @sphiwegeqele3867 Рік тому +3

    Cha uxolo bafwethu uKhuzane akafuni anantu abancoma abanye abaculi.......special uma uncoma uMthandeni u wrng ku Khuzane

  • @phelelanimafuleka3854
    @phelelanimafuleka3854 Рік тому +3

    Iyahlekisa lento kuthiwa nicheme no Mthandeni ingakho nixoshiwe kodwa futhi bamqashile uMthandeni kulomcimbi...Is not make sure. Abalandeli baka Mthandeni baxoshiwe nabo Coz phela bachemile? Ngokubona kwam kukhona Abantu abayingxenye yokuxoshwa kwe Real TV 1 akayedwa uKhuzani.

  • @philohinvestment3099
    @philohinvestment3099 Рік тому

    Hhayi nihlakaniphile bobhuti ngiyanivuma nibambane njalo ningahlukani

  • @ziphosimelane5755
    @ziphosimelane5755 Рік тому

    Bafowethu muhle umsebenzi wenu siyawulandela futhi siyawuthanda, kuthiwa akukho soka elingenasici, futhi iphutha likumuntu, lenziwa umuntu futhi libuye lilungiswe umuntu
    Likhulu iqhaza enilidlalayo ekuthuthukiseni umaskandi, mina njengomlandeli kamaskandi bekungangijabulisa ukuthi niyilandelele lento yenu noKhuzani nizame ukuyilungisa, seyiyimbi kakhulu manje mayisifike kulesisigama ayilunganga, ngiyanicela zinsizwa zakithi ayikhumelane umlotha

  • @mfundomagubane8499
    @mfundomagubane8499 Рік тому

    UKhuzani uhlakaniphile inkinga yakhe uyalifasa ibhawode akaxegise inhliziyo

  • @mavavandlamlenze1553
    @mavavandlamlenze1553 Рік тому

    Inkinga yenu rele what what anakhi niyaqhatha zinja mxm fusegani

  • @mbhuda2208
    @mbhuda2208 Рік тому

    Kuvelile uKhuzani ulivaka nx bayoze bamubone

  • @bonganimadondo6958
    @bonganimadondo6958 Рік тому +1

    Nake nafike nagxeka ungizwe nimbiza ngexoki namusho namusho dukuduku seniyambiza futhi kulento yenu nani ningamaxoki

  • @mphumlisinobele3804
    @mphumlisinobele3804 Рік тому +2

    Real Tv1 nisoloko nigxeka izinto zikakhuzani end of the day niza emcimbini wakhe nizophusha i business lenu elingamsizi ngalutho yena. anichemanga nomuntu oyedwa kodwa nigxeka kakhulu ukhuzani ukuncoma zonke izinto azenzayo ezintle anikwenzi.

  • @mjabulisenimichael3053
    @mjabulisenimichael3053 Рік тому +3

    Ulayekile wena ngakutshela uchemile

  • @thabanimthethwa8673
    @thabanimthethwa8673 Рік тому

    Bafe2 soran ngokuxoshwa kwenu kodwa nan zinukeni amakhwapha guys mina ngingomunye wabantu engike ngangayithanda indlela enenza ngayo izinto zenu and nina kufanele nibe phakathi nendawo ezintweni ezithinta abantu ngoba izinto ezinjena zisazokwenzeka nina nichemile and kuyiqiniso lokho mina ngikengaphuma kinina ngenxa yalento yenu yokuchema nina nilandela iGcokama fut nehluleka ngisho ukukfihla lokho nikwenzakanjan lokho ekbeni umsebenzi wenu udinga wonke umuntu iyeken lento yenu

  • @solomzixaba2883
    @solomzixaba2883 Рік тому

    Nginikhonze kakhulu yintsizwa zakithi ngyaphoxeka makthiwa nixoshiwe iqiniso alikho

  • @menyukamenyukah
    @menyukamenyukah Рік тому

    Real TV1😉😉😇💥

  • @ntokozomntungwa379
    @ntokozomntungwa379 Рік тому

    Inkinga nichemile nina

  • @greatmanndebele262
    @greatmanndebele262 Рік тому +2

    Real TV 1 you're not professional that's why nixoshiwe ,akusimangazi lokho aluba banishayile , uma usebenza ngabantu akumele uthathe i side kuze kuvele obala, Eqinisweni i rtv1 ingayeka ukuchema ingaba namandla kakhulu

    • @RealTV11
      @RealTV11  Рік тому

      😂 😂 😂 😂 😂 😂