Uyisibusiso Mr cebekhulu udlala India enkulu Kuma single motherz expecial Kula akhulisa abafana my son is in first yr varcity student this yr amazwi engimyale ngawo aqhamuka la kulama video akho Siyabonga kakhulu baba unkulunkulu asigcinele wena
Nsele KaLindamkhonto. This is Nation Building in practice boetie! May the God Almighty keep guarding you and preserve the service you render to the Nation.
We love you our MC uyasakha ezintweni ozikhulumayo siyabonga uJehova akwandisele ungapheli amandla inkulu indima oyidlalayo kwabanye bethu. Thank you❤️
Kodwa bengasali ngani eGarage,or asale eHicker the time ethi asale eyi,this is sad man😢kodwa uJehova uzomuphendulela,ngempindiselo efanele😢😭😭😭😭eyokuchanyelwa nje aze ahlale iskhathi eside😪😪😪😪😪
@@TransformationLive1sicela izindaba eningi bhuti sengihlalela wena ku UA-cam futhi ngiyafisa ukukubona ngamehlo ami futhi ngikubonge bhuti izinkulumo zakho ziyakha manje sengiyazazi izinto ekumele ngizi zibe empilweni in general nje 🙏🙏🙏🙏🙏
Mfe2 izindaba osipha zona ziyasakha kakhulu kangangoba mina nginokuzidlala via speaker besekuhlupha labantu abafika ulalele ungeqi ma advert ngedata lami umuntu usefika uthi jampa leyonto akayazi ishoni an ngiyakuxosha ungifica ngiwadlala ama advert usuthi angiwa jumpe wena no.Big up Mc
So painful eey he took an advantage of ds young girls desperation.. Kunzima but I advice d young girl to do DNA test so that ezoba sure.. Akwazi nokuthanda ingane kahle ngyacabanga i relationship yakhe nengane ayikho lula kanti mhlampe ingane eye boyfriend hhayi lesigebengu.. Ncese kakhulu
Mina ngichazwa indlela osifundela ngakhona,syabonga mfwethu
Brother Manzi Thank you Sir we appreciate you in Lesotho 🇱🇸
Uyisibusiso Mr cebekhulu udlala India enkulu Kuma single motherz expecial Kula akhulisa abafana my son is in first yr varcity student this yr amazwi engimyale ngawo aqhamuka la kulama video akho Siyabonga kakhulu baba unkulunkulu asigcinele wena
Nsele KaLindamkhonto. This is Nation Building in practice boetie! May the God Almighty keep guarding you and preserve the service you render to the Nation.
Amen 🙌
Ngifisa ukuxhumana nawe ngodaba oluthile engicabanga ukuthi lungawusiza umphakathi.
We love you our MC uyasakha ezintweni ozikhulumayo siyabonga uJehova akwandisele ungapheli amandla inkulu indima oyidlalayo kwabanye bethu. Thank you❤️
Siyabonga kakhulu mr m cebekhulu konke okushoyo kuyakha futhi kuwusizo olukhulu inkosi ikugcine ikubusise ngiyabonga
MC Menzinto you're doing your best to educating people especially to women, but weird women still continues risking themselves...thank you my brother.
Weird woman like you hy.
Ulandisa uchaze kamnandi izindawo zesifunda sakwaZulu. Ngize ngifune nokubona ngelihlo lengqondo ngifuna ukwazi ukuthi ngempela, ngempela walihamba izwe elibanzi kangaka okaMashobane elubhekise eSouthern Rhodesia (Zimbabwe).
Luyakhwabitha nolimi, sengathi ungagwema ukusebenzisa amagama angahloniphiyo ikakhul uma chaza lezo zigameko zocansi.
Cebekhulu!👏
Umdali ndithi ndiyamcela akucine akuphe amandla nokukhalipha ngexayemfundiso osinika zona siyabulela kakhulu bhuti wam siyafunda kakhulu kuwe 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
Uyasiphilisa nyani u bhuti MC, uyazitshintsha iimpilo zabantu abakwaziyo ukuvinga phofu, may God bless him
@@chief7765 kunjalo ndifunda lukhulu kuye mna
@@chief7765 Amen bafwethu siyabonga 👏
Well come back babu Menzisto ungene kahle kodwa enyaken umusha
What a painful story 😢 thank you for sharing Menzisto
Danki Nonhle🙌
Syabonga ngenkulumo ezisakhayo❤
Siyabonga ukuqwashiseka mr Cebekhulu noma kubuhlungu koda koda siyathemba kuzohlangana kucc alapheke
Awuuu My Buti lwabuhlungu daba lwa CC siyabonga ngezimfundiso kakhulu ukwethemba nomubanii akufunelki hayi kubi la ngaphandle abanaluzwelo abantu
Abanye abantu benza izinto bengakucabangi ukuthi bayababulala abanye abantu ngiyakholwa ukuthi umuntu odlwengilayo umuntu ohamba nedimoni loyo kulesi sikhathi samanje
Ndiyamthanda mna uBhuti uhlanzekile uyacebisa uyafundisa.ufana no NJ Stole❤
Kwabuhlungu udaba lwalo cc nkosiyami,,mhm kunzima kulohlaba abantu abasethembeki baphenduke izilwane,sibonge bhuti izinkulumo zakho ziyakha
Yaze yabuhlungu indaba bhuti Menzi. Sometimes izindaba zakho ngike ngizixoxele abantwana engibafundisa ukubaxwayisa. Siyabonga kakhulu voice yakho ihamba long way
❤ appreciated hard work big brother
Ngingayibhala kanjanii eyamii indabaaa 🥺ukuzee ifinyelele kuwee
Siyabonga infundiso mfowethu,kwaze kwabuhlungu
Eishiiiii bakithi kwaze kwabuhlungu 😭😭😭😭😭😭ukba usale ngaleskhatji eGarage ngabe akuzange kuze kufike kulesimo guys nakhu engifisa sikusho if ujahile bt usulate ungazami ukuhamba isimo singasavumi coz ngaze ugcine ingasafikanga lapho. Yakhona or ugcine ukuza impilo yakho lubuhlungu loludaba
Siyabonga for sharing kodwa kunzima kuzwisa ubuhlungu thanks
Kodwa bengasali ngani eGarage,or asale eHicker the time ethi asale eyi,this is sad man😢kodwa uJehova uzomuphendulela,ngempindiselo efanele😢😭😭😭😭eyokuchanyelwa nje aze ahlale iskhathi eside😪😪😪😪😪
Lunzima lolu daba😭
mina ngzothi kusisi akazixolele yena kqala nomayena nakuba ewumgilwa kulesimo kodwa akenzele ubuyena khona ezokwaz ukwamukela exole ngoba uyena osesele nenkinga lesigilamkhuba asazi nokuth lidumephi akazixoliseleyena kuye usisi aziphe uxolo lweqinisoni kogcina kwamukeleka
ukuba wabazisa ekhaya kanye ne boyfriend mhlambe wayengasizakala
Ziyokubamba intambo zolembu abanye bathi akuqili lazikhotha emhlane
Impela ubezwa besho njalo.
Ukt ungasizakali ngabo ngoba nakhu exakekile bhuti Menzi siyabonga Qhawe uyasivuselela utshala Ubuntu akithi uJehova akubusise Bhuti Menzi
May God bless and protect you always
Kwamele alivule icala, babezoya eGarage for footage and usisi wayengaliwina icala.
Eish uqinisile yaz😢
Eyi Mkhaya yazi lwaze lwabuhlungu udaba Luka sisi, kdw isizulu sithi 'Akukho qili lazikhotha emhlane and iskhuni sibuya nomkhwezeli 🤞#NND eBhekumthetho
Yoh what painful story anwei thanks for giving us advice as man. I love your presentation skills, just keep it up
Yabuhlungu indaba yize uyixoxa kamnandi kodwa mina lana isikhalo siku department of education ngokungalinganisi izinsiza ezikoleni ikakhulukazi mawuqhathanisa nezasesilungwini angithi kuba nama-therapy ayifaka as education lento yokuthi makukhona omukwehlele ube nendlela yokuziqoqela ubufakazi nanokukhuluma nje ngocansi Kube nanama workshop,ey ngiyasikhumbula MC Menzisto isitory salosisi okwagwetsha inkabi eyodwa igwetshelwa onke amacala ngoba wayengsyholakali umngani wayo😢😢
Ngiyabonga ngixolise ngokuba mude 🙏🙏🙏
Bhuti wam' kwazekwabuhlu, Ubuntu abuseko laemhlabeni, phephi nganiyakwethu, sikhala kanyenawe😢😢, jooo!!!! mara, limpopo
MC sohlala sikubonga njalo ngomsebenzi wakho omuhle❤
Hi bhuti I love your shows ngoba ziyasakha nokusifundisa
Bhuti Menzi akulona nakancane iphutha , Mina sengiqonywe kaningi ngelanga elidwa ngishelile
Great work team 🎉❤❤
Eish Nkosi ngivikele kukho konke okubi, ngivikele ezilingweni, ngivikele kumoya kasathane. Kusuka manje ngiyabaxolela labo abangonile, ngicela uxolo kulabo engibonileyo.
Yazi nje impela elokufa alitsheli
Very painfully story.Siyabonga ukulimukiswa cause it can happen to anyone.
Kwanzima emhlabeni bafowethu
Eeeeii kunzima Bhuti Menzi....mina ngiyayihlaba lento yokuHayikha kwabantu besfazane especially ebsuku.....noma kungathiwa kuphuthuma kangakanani but ukuhayikha ebsuku akukuhle neze Bafwethu....!
Sbonge Cebekhulu❤
Hmm amanyala uyezwa amaDoda anjani lawa adlwengulayo, ayasphoxa thina madoda, indoda yangempela ayisheli umuntu wesfazane ngoba nakhu ehluphekile uthathe advantage sis mani ngaze ngacasuka😡😡😡😡😡 problem ingane ezelwe manje 😡😡😡
Sibonge Mr Cebekhulu but nawe usphathela izindaba ezibuhlungu kazi ulala kanjani nje ebsuku after lezi tori uStrong nokho❤️👌
Mr Cebekhulu salute
Siyabonga Bhuti Menzisto
Ey Bhuti wami mukhulu lomsenzi owenzayo .thina singomama abanabantwana babafana okungelula ukuxwayisa ngezimo zempilo. Ngiyabonga ukwazana nale Chanel yakho. Mrs M.Msweli Durban 🙏🙏
Yaze yamnandi indaba ibhlungu injalo❤
Inzima.
@@TransformationLive1sicela izindaba eningi bhuti sengihlalela wena ku UA-cam futhi ngiyafisa ukukubona ngamehlo ami futhi ngikubonge bhuti izinkulumo zakho ziyakha manje sengiyazazi izinto ekumele ngizi zibe empilweni in general nje 🙏🙏🙏🙏🙏
Siyabonga bhuti wamie❤😢
Kunzima😭
Much love and appreciate you my brother ❤
Yaze yanzima indaba dankie my brother ❤
Indeed very painful story. Buphi ubuntu
Zinsizwa zakitji Maqhawe akithi 😭😭😭😭😭😭sibathande asibavikelen besifazane nezingane Uma ucc umfica esesimeni lapho khona bedinga usizo ake nje umsize ungabheke nkokhelo nokumlala yebo ungaythatha ino yakhe bt ungamenzi lutjo engikwaziyo ukt intombi Le iyakwazi ukt wayisiza amaningi namathuba ukt ingakuqoma coz wakhombisa ukthembeka futhi wayihlenga not ukt sisizakale ngakho ukuxakeka kwabo
Mmmmm asizilhonopheni bakwethu yoh😢
😥😥
Elokufa alitsheli, ukuba usisi wa booker eNongoma inn ngoba imali yayikhona😢😢😢
Inyembezi aziweli phansi.
Mfe2 izindaba osipha zona ziyasakha kakhulu kangangoba mina nginokuzidlala via speaker besekuhlupha labantu abafika ulalele ungeqi ma advert ngedata lami umuntu usefika uthi jampa leyonto akayazi ishoni an ngiyakuxosha ungifica ngiwadlala ama advert usuthi angiwa jumpe wena no.Big up Mc
Kwaze kwabuhlungu
Ingafika kanjani i airtime kuwe uma umuntu efuna ukukunjonjisa. Umsebenzi wakho netimba lakho ngiyawuthokozela kakhulu
Asibonge Cebekhulu
Thank you Mhlekazi
EY uyakwazi ukthatha umntu umbeke 🙏❤️
Some men are heartless. How do you do something like that Mara.. 💔💔💔
Present
Danki mfwethu 👏
Yhaaaa iinto zimana ukwenzeka. Yanga uThixo angampha amandla losisi😢😢
Kuyazwela ikakhulukazi Uma uzalwe nabodadewenu...kodwa ker sikhulekela inumbeza nobuntu kubantu
footage from the petrol station ? when they bought refreshments
Yoh...im heart broken...n angry😢
Sorry sisi khona kuyadabukisa yazi.
Bulela bhuti wam 🙏
Udinga usizo ngokomqondo.Aphole libuhkungu lelo nxeba😢
I know we live in poverty, but why do our ladies hike. Our government needs to change 😢😢😢
Sometimes kuba izimo eziphoqayo ezenza lokho besuke bengahlosile nabo.
Bhuti u Paulos, Mina ngikuzwa kahle, in Europe the transport system is extremely efficient at any hour of the day.
Very painful indeed. May she gather strength to overcome this 😢😢
Asethembe kuzakwedlula.
Ay Mr MC it's hard😢
Kakhulu 😥
Ujehova akungcine
Izinto azifani Cebekhulu ukukhipha isisu sokudlengulwa nesisu esihlale ujabule Ibuhlungu lendaba baba 😢
Nsele kaLindamkhonto sekwagcwal izilwane ezweni kubi
Hmm izigigaba zempilo😢
Wayengabanjwa lomdlwenguli from video footage, egarage even footage from hlabisa town could be traced
So painful eey he took an advantage of ds young girls desperation.. Kunzima but I advice d young girl to do DNA test so that ezoba sure.. Akwazi nokuthanda ingane kahle ngyacabanga i relationship yakhe nengane ayikho lula kanti mhlampe ingane eye boyfriend hhayi lesigebengu.. Ncese kakhulu
bhuti wami, uyakwazi ukwakha abantu unesiphiwo sokukhuluma nabantu nkulunkulu akubusise
Bhut Menzi, unaye umfati? Cha,ngiyabuta nje .kute lokutseni.
Ngyafisa kuchumana nawe bhuti ngabe ngaktholaphi😢
Zonibamba intambo zolwembu
Mkhaya ungenze impilo ngayibuka ngelinye iso nje impela uqhubeke nenkulumo ezakhayo nezixwayisayo
😢😢😢kwabuhlungu
😭😭😭😭
Ziyombambintambo zolwembu loya clever
Ibuhlungu indaba, yikho ukuthi usuku lobumnyama uma selufikile lusuke selufikile. Umbuzo wami uthi indoda lena ebekade esuka kuyo ibingasemchecki? Ukuthi uhamba kanjani? Ukube ibinaye indlela yonke ngocingo, ngiyathemba kokhona ebizokuthola ukuthi kukhona okungahambi kahle kumuntu wayo naye lomenzi wokubi ubengeke enze kalula kanje😢
😢😢😢😢 that's hurt's.
Uma umuntu efisa ukunisiza ngamasenti, nithinteka kanjan Lindamkhonto?
Sibonga isexwayiso ngoba vele bakhona obhuti abenza lokho
Danki menzisto
Mfwethu 🤝
Kodwa why didn't she share her problem immediately with family and boyfriend. Nxesi Sisi. Bantu besilisa yini kodwa ukusihlukumeza emhlabeni
Yhu what a painfull thing.
Nx unamanga lo, wafeba useyabona ingane akyona eyendoda yakhe. Ayikho yin police station kwaCeza. Akasataheli noyedwa umuntu uma efika ekhaya. Nendoda akaytaheli ukuthi uvelelwe yini esuka kuyo.
I'm a woman and I feel so sad for that lady This should not be happening 😡
Kubi la ngaphandle
That's sad maan waye ngayi ngani ema taxin maar
Ey izinkinga ezweni😢
Kubi😥
Yebo akasale eGarage usayaphi nje ebusuku azoHiycker
Cha mina ngiyamujaja bandla usisi. Uma ezoze athi uzolala egaraja kanti ubesukelani ekhaya sekulate?Bengalali ngani ekhaya bese evuke kahle kusasa ekseni bese ehamba uhambo lwakhe?
Ey bhuti lama vids akho ayangakha, benginomkhuba wokuthi owakwami akahaykhe sihlangane eGoli ngoba siqhelelene ngokokuhlala kodwa sengiyasaba sekumane kuhambe mina size sifike