DR 3 Second Uthi President Akakhethwe USHEMBE (video ithunyelwe)

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 5 чер 2024

КОМЕНТАРІ • 51

  • @animalslife9714
    @animalslife9714 Місяць тому +5

    Angikhonzi kumaNazaretha, asihlaziye umbono wakhe uBaba( Singathathi ngokuthi ukhonza khona kuMaNazetha) , kuzanywa yonke into mawuxakekile( kuyabheda phela bakithi ezweni lethu)!!

  • @selulekomagubane949
    @selulekomagubane949 Місяць тому +17

    mina ngicabanga ukuthi ngoba isilo sesiyinazaretha kumele eKZN yonke sigcine isabatha.

    • @sbonelomthulelwa501
      @sbonelomthulelwa501 Місяць тому +3

      Sangene nqwele😂

    • @khanyisilexulu8328
      @khanyisilexulu8328 Місяць тому

      khohlwa mfo into engasoze yenzeka leyo ngathi sengyabona,esikholwa wuye thina abanye uyiNkosi yesabatha

    • @lwandlembuyazi9446
      @lwandlembuyazi9446 Місяць тому

      ​@@khanyisilexulu8328kodwa iSabatha lakhe enikholwa uye niyaligcina njengesifiso sakhe Gxabhashe?

    • @KF43Kingsburgh-io9ro
      @KF43Kingsburgh-io9ro Місяць тому

      Ngivumelana nawe mtwana wakithi.

    • @sthembisonxumalo177
      @sthembisonxumalo177 Місяць тому

      Ezoooo ngaphansi konyawo lwendlovu sewusibhedela nje

  • @user-kh7qq6xx6l
    @user-kh7qq6xx6l Місяць тому +5

    Uqinisile u Dr 3sec uShembe ubona ekujuleni

  • @ndumisohadebe114
    @ndumisohadebe114 Місяць тому +1

    UShembe uryt enikeza abantu izbusiso ay ukuthi uthi akakhethe president , phela izwe libuswa ngokwentando yeningi

  • @kamogelorachelmalatjie5405
    @kamogelorachelmalatjie5405 Місяць тому

    Waze wakhuluma umuntu Omdala❤😊

  • @sphelelevincent8786
    @sphelelevincent8786 13 днів тому

    Mkhulu 3s❤

  • @XsonickZar
    @XsonickZar Місяць тому +3

    Yebo ushembe uyinkosi yamakhosi izibalo ufakazi

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 Місяць тому +5

    Ungenaphi ushembe kupolitiki

  • @user-wf5tx1kr6v
    @user-wf5tx1kr6v Місяць тому +1

    Uqinisile wena dokotela😂

  • @mondlimazibuko8352
    @mondlimazibuko8352 Місяць тому

    usamkhankasela noma esedliwe uhlabisa

  • @kheswa19
    @kheswa19 Місяць тому +2

    Kuyacaca akamazi uyini President.
    Akagxile emuthini ayeke iPolitiki.

    • @NathiMathenjwa-st8sh
      @NathiMathenjwa-st8sh Місяць тому +1

      Akakhulumi ngo president u3 second ukhuluma ngokuphathwa kwezwe ngoba ukuphathwa kwezwe kudinga abantu abathanda abantu. Labo bantu ngaMakhosi ukuphatha kwamakhosi ikhona okumukelekile ngokwesintu nangokwenkolo. Manje

  • @bonganimkhize4716
    @bonganimkhize4716 Місяць тому

    Siyabonga

  • @user-kh7qq6xx6l
    @user-kh7qq6xx6l Місяць тому

    Angiwubukeli phansi umbono wakho Dokotela Kodwa mina ngokubona kwami Asicele ukuba uShembe izwe libuyiselwe emakhosini Amakhosi azophatha izizwe akhulele eBuhleni aqeqeshwe ukuziphatha ukuze bengakhali abantu bawo engasenzi kahle

  • @NjabuloMlaba-dk4tt
    @NjabuloMlaba-dk4tt Місяць тому

    Dokotela

  • @khanyisilexulu8328
    @khanyisilexulu8328 Місяць тому

    weeeee cha webaba ngeke nje kulunge kanjalo

  • @phethuxolophumevenini6451
    @phethuxolophumevenini6451 Місяць тому

    Esho u president wakuphi noma wani ? Nginoku dideka nje lapho

  • @zpkheswa5519
    @zpkheswa5519 Місяць тому

    Usangene ngobenzeni uShembe

  • @user-tm8qf6zr8w
    @user-tm8qf6zr8w Місяць тому

    Aibo Mduduzu Shembe uzoboshwa

    • @user-ud7vs2oy2i
      @user-ud7vs2oy2i Місяць тому

      Ubiza bani ngegama utakanga yakho ubaba uNyazi

  • @Azikhale_
    @Azikhale_ Місяць тому +2

    😂😂😂😂😂

  • @PeacefulOmbreSky-nr4dv
    @PeacefulOmbreSky-nr4dv Місяць тому

    Umanje lolunyazi nisaluhlanganisa lepolitiki akukabiyena ke umholi wamanazaretha kuyacaca nisazokhetha omunye unkulunkulu nina ..politiki ne nkolo akuhlangani uma kodwa kuyinkolo leyo

  • @siphokuhle
    @siphokuhle Місяць тому

    Ningcono ngani nina ngoba nigijimisana iznkantolo ninodwa.. Ai anisixolele bo

  • @realnews8075
    @realnews8075 Місяць тому +1

    Intsango yaka shembe ngiyayisaba 😂

  • @manqobagiftea9732
    @manqobagiftea9732 Місяць тому

    Udakiwe udokotela wenu womgwinyathi

  • @user-yd2nl4mn3q
    @user-yd2nl4mn3q Місяць тому

    😂 iyagqilaza manje,uyayizwa ukuty ithini ithy iyavala manje

  • @user-rv4dz6xq2j
    @user-rv4dz6xq2j Місяць тому +1

    Umengameli wezwe ukhona , Iqembu ebeliphethe alisayivumeli idemocrasy.Umkhont wesizwe unqobile awnikwa ezilwini.Iwo phela amavoti akhwabanisiwe akhuluma ngawo udr 3seconds.Kuzobuya amavoti ahlale upresident wezwe evela kwi mk.

  • @youtupe80
    @youtupe80 Місяць тому +1

    ngoba eyini yena lo shembe..uwu nkulunkulu wenu not wawo wonke umuntu thina sikhonza ongabonwa u president ukhethwa abantu ngokuvota ubabu mduduzi ungenaphike lapho,ay anikahle nina.