Defining a man and a woman with integrity in a relationship | Eps07

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 27 лис 2024

КОМЕНТАРІ • 209

  • @SizweNxumalo-pk5ee
    @SizweNxumalo-pk5ee Місяць тому +83

    Sengize ngiyawa enjoya ama adds. Ngifuna uBonga ethole imali eyolobola ka Mathe ❤

  • @LondiweZulu-ro1xl
    @LondiweZulu-ro1xl Місяць тому +67

    Aw bafethu yamnandi I topic yenu cause iyakha and inikeza ama advice ukuth yiziphi izinto ekmel sizazi noma siybone kumuntu ohlekisana naye okhulile ngokomqondo ❤
    Ncela ukuphawula embuzweni ka bhuti Bonga othi yisiphi isizathu esiqinile esenza umuntu wesfazane ukuth alotsholwe ❤esechazile u cc Lungelo umehluko phakathi kwentombazane nomuntu wesfazane
    Into yokqala as umunttu weslisa okmele uyibuke kumuntu wesfazane umqondo you have to ukuth ufunde ukuth ucbng kanjn ....okokuqala awukwaz ukulobola umuntu ongazphethe kahle siyibeke eceleni yokuba nemali cause engaba nayo imali but still ingqondo ingabibikho tholukuthi kuleyomali yakhe anayo uphilisa okwentombazane adlulwe ilo ongemali
    Ukuba umuntu wesfazane umqondo into esuka ngaphakathi unemali nom awnamali kyafana ubufazane into eyakheleke kumuntu wesfazane ngezenzo nangobuyena
    Ohky ngifuna ukuya ephuzwini lokuthi isiphi isizathu esi valid esingenza ukuth ulobole
    One umfazi nft uyakbonisa
    Umfazi uyakwaz ukuphatha imali kahle imali isetshenziselwe izinto ezinesdingo ingabhubhudlwa nje noma ikanjn ngenxa yokthemb ukuth indoda inemali no imama nje alibe ne budget
    Umfazi uyahlonipha akakhulumi nom ikanjn nomuntu weslima noma kthiwa uyazibona ukuth unamandla okudlula indoda but umuntu wesfazane ohlakaniphile uyathoba
    Umuntu wesfazane unakekela indoda...azi iydingo zendoda uyinakekel ngayo yonke indlela
    Okunye akafuneki muntu wesfazane othanda ukukhulum bakwethu😂😂njalo yohlezi umthola eyndabeni cha iphinifa lankosikazi liguga edolweni imama alazane nonkukunkulu ayy ukuyoma othangweni lemizi yabantu kuxoxwe iyndaba kuze koshona ilanga indonda ingadlile
    Uyambona nje umuntu odinga okulotsholwa that why if uzongenz kuleso sigaba kfunek ukuth ube ne sure yokuth uthatha umuntu ozophilisana naye futh owaziyo ukuth once nathatha I step somshado nom ngabe nahlangabezana nani but asikho isimo esothi masfika asuke kuwena yingakho kmele ushade usune sure
    Ungenzeli ukubukwa nokuthanda izinto because lento yokthanda izinto nokujaha umshado ibalimazile abningi because umuntu usuke engekho ready usuke engazi ukuth uzifaka kwini thole umuntu esethi ayy ngyahlulek min ubukade uyaphi ube uwazi ukuth u weak 😅
    Umshado no thando akyona induku ephathwa amagwala ❤❤
    Ngibuyele ku cc Lungelo ngyamthanda mayethi if usayintombi kumele ukhombise kumuntu weslisa ukuth uyinhloboni yomuntu wesfazane lokho kwenza ukuth indoda ibone ukuth cha no lomuntu ngingaphila naye and kwenza ibone ukuth mangase kuthiwa uyakuthatha ungawumuntu onjn ksasa cause awukwaz ukuth ungayolobola umuntu ongakwaz uku behaviour as umama wekhay so as umuntu wesfazane osajola kumele ukhombise ukuth wumuntu wesfazane okhulile ongalimel ikhaya nayo futhi le ifuna ube ne sure yokuth lokho ukwenza kumuntu owaziyo ukuth uyakthanda ngob kunabantu abanga appreciate la emnyango yacbng ujuluke iminyaka uthi uthanda umuntu uyamkhombisa futh ukuth uziphethe kanjn but yen akwenzel udoti
    Yh bafethu nm ngisho engikwaziyo shame 😅❤

  • @bongakeisha
    @bongakeisha  Місяць тому +71

    Do not skip ads😢please

    • @ayandaportia8510
      @ayandaportia8510 Місяць тому +1

      Kunzima lokhu oscela kona baffoh😅 imnandi lendaba!😅

  • @PrincessVeronica-z6k
    @PrincessVeronica-z6k 15 днів тому

    Keisha ngiyakutsandza xem ...ukhuluma liciniso labangafuni kuliva bafana❤❤

  • @bongakeisha
    @bongakeisha  Місяць тому +98

    🥳🥳😂senikhona

  • @SmojoSJrec
    @SmojoSJrec Місяць тому +27

    Yes Maka Liyana usimele singamntombi❤❤😂

  • @CebisileNomvula
    @CebisileNomvula Місяць тому +4

    "ngemali yam zobe senguPlumber njer"🎉I like that spirit mama❤

  • @nomfundomondlane7085
    @nomfundomondlane7085 Місяць тому +12

    Love means different things to different people

  • @MphakisengSenie
    @MphakisengSenie 19 днів тому

    Mina bakwethu ngyanithanda, i love life yenu iyakha kakhulu isfundisa lukhulu ❤❤

  • @ShawdyDlamini
    @ShawdyDlamini Місяць тому +21

    Ngakhumbula omunye umama ngpheka kwakhe wathi"ungapheki kakhulu the day akulahla Bandile uyokhala kaw2 ,uzokhalel amandla upheka ukhalele nokuth ulahliwe 🤷ngagcina lapho wathi thina senza amaduties womakoti kustage sobu gf ngavele ngadideka okokugcina

  • @ambeswamazwi3397
    @ambeswamazwi3397 Місяць тому +1

    I like that Keisha uyawa communicator ama needs wakhe.

  • @nokwazimalambe
    @nokwazimalambe Місяць тому +10

    "Angeke ungajola wedwa angihlanyi mine khona abafana aba serious lamnyango esingajola 3 month's bengilobole" 😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @AnelisaMatika
    @AnelisaMatika Місяць тому +10

    You're both so young...but yet inspirational❤❤❤love you loads

  • @xolilefortunate5763
    @xolilefortunate5763 Місяць тому +9

    Min I dated my baby daddy 8 years even now we are dating..asikashadi akangiloboli and ngathandana naye at your age guys...bekangisiza ngezinto zeskolo from secondary nase college asebenza kwenzeka waphelelwa msebenti angakangiloboli but angisita ngetinto teskolo....Keisha kungafika ku 10 years nithandana angakakuloboli bonga since nyalo wena uyafunda awusebenzi and bonga ukwenzela everything...and lemali akakusiza ngayo manje bekangakulobola but he is helping u kutsi nawe ube lutso ksasa...what if ku bonga kuyaphela lapho azama khona..angakakuloboli uzobese wenzanjani?? Uto blamer bani kutsi awukalotjolwa???

  • @MercyShezi
    @MercyShezi Місяць тому +4

    Mina ngicela ukucommenta on umbuzo kabonga
    "Ngiktshele ireason evalid why ufuna ukulotsholwa"
    Okok qala sintshonsthile nati njengama ntombazane ukuthi sijole as much as umzali azi ukuthi siyajola but nathi syazi ukuthi akekho happy noba vele akekho umzali ongajabulela ukuthi inganeyakhe iyajola
    So thina njengoba sisuke siququzela lento yamalobola ukuthi yenzeke sisuke Nathi sifuna ukujabulisa abazali 1. 2 ayikho intombazane efuna ukuba isingle parent ngoba intombazane isuke isibuka ukuthi what if ngyamitha bese umfana ayahamba ngoba uma usulobolile wanza konke lokhu aklula ukuthi u bleke in fact ngeke vele
    Nanokuthike ayikho intombazane efuna ukulhala nabazal uma isijolela isuke ifuna ukuba nomuntwayo nje nanoma iskhathisini mayfulna manje abazali beyasvimbela eynhlelweni zethu kwesinye iskhathi

  • @nokulungahlangu9484
    @nokulungahlangu9484 Місяць тому +5

    Weeee I totally agree with you ungavumi ukuhlala u5 years ungaboni lutho . Mina ngihlale with the father of my 2 kids for 10 years akaze ahlawule ngisho ingane lapho ujola left right and sent so nje uqinisile abafana bayajwayela

  • @CbongaMangwane
    @CbongaMangwane Місяць тому +14

    Ngathi ningawenza day n day lama video ave sin'thanda❤❤❤

  • @ApheleleShwayimba
    @ApheleleShwayimba Місяць тому +16

    Mina ngivvumelana nayo yonke into eshiwo u keisha 😂❤

  • @SindisiweSibisi-s7x
    @SindisiweSibisi-s7x Місяць тому

    Keisha uyangichaza u smile wakho shame umuhle cc❤❤

  • @MandiehMbulazie
    @MandiehMbulazie Місяць тому

    Wow ngaze ngayi enjoy iletha umqondo osabalele 🤔❤️

    • @MandiehMbulazie
      @MandiehMbulazie Місяць тому

      Yaz ngiyamuzwa u Keisha ngimuzwa kahl min 👊♥️ usimele

  • @thenjiwemajola2627
    @thenjiwemajola2627 Місяць тому +39

    Heee yimi lo osebuka into on UA-cam without skipping ads😅cha ngyanithanda bo❤

  • @gugulethundima8532
    @gugulethundima8532 Місяць тому +28

    Umuntu wesilisa uyamdinga umuntu wesifazane. umuntu wesifazane uletha direction kumuntu wesilisa.
    umuntu wesifazane uyamdinga umuntu wesilisa. umuntu wesilisa one vision uyamqoqa umuntu wesifazane. Siyadingana sonke. akulunganga ukuthi umuntu abeyedwa.

  • @PrettyTshebi-yz8fx
    @PrettyTshebi-yz8fx Місяць тому

    Keisha sekhulile kodwa ukhuluma izinto ezakhayo ❤ngiyakthanda mina cc wam unalo even iqinoso

  • @nomvuselelonsimbi4285
    @nomvuselelonsimbi4285 21 день тому

    "Sewaze wangifakela nomthwalo"😂😂😂

  • @AngelLuthando-x9f
    @AngelLuthando-x9f 26 днів тому +1

    The fact that Bonga is insisting on keisha doing things in order for him to marry her is awfully surprising considering the fact that you approached her, you brought her to your table. She is the price and you must take care of your family. Keisha’s money is for her to back you up if kukhona la kushoda khona.. you need to change your mentality uzijwayeze nabantu abashedile bazokutshela.

  • @PhilisiweNtshaba
    @PhilisiweNtshaba Місяць тому +5

    ❤❤Khalakatha phakath ngalo R30 obuseceleni😘

  • @nomxolisimangena2657
    @nomxolisimangena2657 Місяць тому +4

    35:41 I was about to give an answer here, but I listened, and Bonga made a point that I'm still debating with myself

  • @nosiphonosie4164
    @nosiphonosie4164 Місяць тому +4

    ❤akuve nginithanda we Keisha noBonga yhoo ❤🙌ngi Obsessed shame ngani😅

  • @NontobekoDlamini-ji2gl
    @NontobekoDlamini-ji2gl Місяць тому +3

    We bring happiness, love satisfaction that your family and friends can't give you on the table 😊

  • @SiduduzekileShembe
    @SiduduzekileShembe Місяць тому +2

    Wena Bonga I answer yakho ayibanga romantic 😢uthe umuntu wesmame kumele asebenze ,kodwa usuthi Ku Keisha eyakhe ayibe romantic 😢

  • @ZolekaMjaja-gw6rm
    @ZolekaMjaja-gw6rm Місяць тому +1

    Bonga I'd like to comment kulento othe sinamanga mesithi umuntu weslisa ophuzela endlin kanjan kanjan😂 I don't remember your exact words
    Don't judge
    Mina I'm 20 years old nginengane eyodwa I stay with my baby daddy nengane yethu he's 27. Uyaphuza uyabhema
    And yes angfun ahambe ama club or go out wara wara. Kuryt if he buys alcohol and drink la phamb kwam ngizomphekela and play as loud music as he wants as long as ela phamb kwam. And that's how I find peace ngoba ngyaz akabambananga na ntombazane and I wont hear any stories ukuth ubenzan. That way sizolala siryt cz if uyahamba mina ngizosala ngi stressed ukuth ngabe uqabula ba or wenzan la khona probably uyashela yabo all of that stuff. So once you guys agree kuleyonto let it not change mefuna ukphuza fine let him but layndlini not ema tarven 😒it can never be me

  • @LisakhanyaMchunu
    @LisakhanyaMchunu Місяць тому +5

    "kanti ngicelwe ubani kuleli tafula"🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @NcwadenhleNonzuzo-nt7vf
    @NcwadenhleNonzuzo-nt7vf Місяць тому

    Valid reason ngingakwazi ukuba umfazi oqotho kulomfan engthandana naye, ft ngmakhele nomndeni njengb ekhule engalazi uthando nokuba nabantu akabathandayo ngaso sonke iskhat

  • @NomusaGabhisa-mc1ut
    @NomusaGabhisa-mc1ut Місяць тому

    We bonga ngathi sengizowa ngilele manje uma uthi intombazane eqhotho ayiyiceli mali njani ngoku senaze nasifakela nomthwalo 😂😂😂mina nje ngiqhitho nemali ngyayicela nje bakithi mayingekho ngivele ngigule❤❤❤❤😂😂😂

  • @ZamaHlatshwayo-y3o
    @ZamaHlatshwayo-y3o Місяць тому

    Yebo sanbonani yhooo ave nginithanda mama kaLiyana nobaba kaLiyana😍♥️❣️

  • @sphelelenxumalo3096
    @sphelelenxumalo3096 Місяць тому +11

    I ddnt like lePart yemali cz asaz ukth uKeisha uzow'thola nin umsebenz abe nezimali zakho shuth okwamnj uBonga ucasulwa ukucelwa imali sazi ngan ukth uzogcina ekhathele afune ukumshiya ngenxa yemali Bonga lungisa indaba yemali ungakhonondi❤❤

    • @bongiwentshingila9126
      @bongiwentshingila9126 Місяць тому +6

      Kuningi ngimnaka loBonga n uyangithusa kuningi ukugxeka akubhekisa kumuntu wakhe, please bonga if umthanda just love her unconditional ngaphandle kokubheka izaba, ulimi lwakho aluqoqeke nokwenza kwakho please umhloniphe umntwana wabantu ungambukanisi nezwe 😢ugxeka kakhulu kuyena angazi why😢

    • @londekathubelihle5096
      @londekathubelihle5096 Місяць тому +3

      Eyy indaba yemali💔..
      What if she end up not working? That means you won't be happy kuy relationship or that will be the end of your relationship?

    • @Sboh_07
      @Sboh_07 Місяць тому

      @@bongiwentshingila9126I’ve noticed as well. And umngena emlonyeni if ekhuluma. Kuningi nje

  • @ntethelelonothandosithole
    @ntethelelonothandosithole Місяць тому

    “Ohh angnakile” 😂😂😂Aybo Bonga

  • @baxolilehobho9738
    @baxolilehobho9738 Місяць тому +1

    To us who don't skip ads🤗🥂

  • @KhanyisileThwala-jn1km
    @KhanyisileThwala-jn1km Місяць тому

    Ngiyanithanda kodwa bafwethu ❤❤❤

  • @sphesihlegumede4887
    @sphesihlegumede4887 Місяць тому

    “Ngemali yami, ngizobe sengu plumber nje”😂

  • @ThulisilePhakathi-m4e
    @ThulisilePhakathi-m4e Місяць тому +4

    Ngalo R30 wami oseceleni sengithe Khalakatha🤣❤️

  • @mpumelelomandyhlophe4475
    @mpumelelomandyhlophe4475 26 днів тому

    ngyanithanda shem❤

  • @AsandeCebekhulu
    @AsandeCebekhulu Місяць тому +1

    Mina akufuni ukushanda but
    Mina ngingathi mina respect, responsible uyakunakekela uyakunika imfundumalo ekamelweni uyakwenza ukuthi nicabange ngokufana naye umuntu okwaziyo ukwenza umuntu wesilisa amubone njengomfazi umuntu ose ready ukuthi nimele izinto enisazohlangabezana nazo eyi
    Umshando unzima mf2
    Udinga umuntu esenike nadlula ezintweni ezinzima sengibala nokuphela kwemali nomsebenzi ngoba isemhlabeni la awuzikhetheli

  • @BonisiweSinenhlahla
    @BonisiweSinenhlahla Місяць тому

    Mina ngyanithanda shame❤

  • @emihlematyolo406
    @emihlematyolo406 Місяць тому +4

    Ayimhlali kakuhle tuu uBonga le ye alkhoholi....i find it a bit unfair though especially when you find someone drinking and then try to change them kwi relationship..if it was more of a deal breaker for you why enter the relationship in the first place....the red flags you ignore can be the reason for one's breakup...(just saying)... I love you guys☺

  • @sehliemoyo2750
    @sehliemoyo2750 Місяць тому

    Nginithandani ❤

  • @swenhlemhlongo7626
    @swenhlemhlongo7626 Місяць тому

    Marking the register 🎉🎉🎉

  • @octaviamakhalima9866
    @octaviamakhalima9866 Місяць тому

    Fun ❤ koda ke im learning alot ❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @ZwakeleNgcobo-k1f
    @ZwakeleNgcobo-k1f Місяць тому +2

    Ake ulobole Bonga iyakuthanda lengane isingaze ishintshe umqondo😅

  • @ngafa5319
    @ngafa5319 Місяць тому +1

    Yayamnandi I topic🥰🥰 n iyakha
    Ngyanithanda guys

  • @LindokuhleNkosithini
    @LindokuhleNkosithini Місяць тому +2

    Sokhela bhuty ngyahambisan nawe klokhu mft iyadingeka imali ma uwumjita sngaphikisana nj skhohlisan but imali yafuneka nj

  • @NokuthulaMaluleka-m3o
    @NokuthulaMaluleka-m3o 28 днів тому

    Mina nomuntu wami silwa kabi nje mephuzile and uphuzela endlini akayi ezindaweni kodwa nje mengike ngamubona ephuzile cha siyalwa uyabhora nje medakiwe

  • @nomusasokhela5920
    @nomusasokhela5920 Місяць тому

    28:06😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂you guyz so amazing 😂😂😂😂😂😂😂

  • @makhosazanenzama5758
    @makhosazanenzama5758 Місяць тому +4

    Hhay ke ngaze ngahlangan nani eMall n looked at you guyz like you know me as well, kwaba ngath niyangziba kant imina owazi nina nkosyam , nina nje aningazi😂😂😂😂😂

  • @NoxoloNxumalo-k5b
    @NoxoloNxumalo-k5b Місяць тому

    Keisha Sokhela and Bonga Keisha❤ Dankoo is thank you😂

  • @OlwethuKhumalo-t8x
    @OlwethuKhumalo-t8x Місяць тому +6

    Wakhula umakaLiyana hawu🥺🫶🏼

  • @NokwandaMngomezulu-z1n
    @NokwandaMngomezulu-z1n Місяць тому +2

    Bonga ngicela uyivuselele i contract ka Keisha bakith 😂😂😂ubonile akayithand len yokut kumele abe nemali umuntu wesifazan oqoth

  • @malwandemkhize
    @malwandemkhize Місяць тому

    "UMNGANI WANI"😂😂😂❤❤

  • @mandisaluyanda-s9n
    @mandisaluyanda-s9n Місяць тому +2

    ❤❤ngithanda ukuzwana kwenu🔥✌️

  • @EsihleNdovela-u7s
    @EsihleNdovela-u7s Місяць тому

    🎉🎉🎉ngiyanithanda bafe2 niqhubeke njalo Nama videos kuyasi jabulisa lokho🥰❤️🥳🥳

  • @SASEYAKHUBA.MASHENGE.
    @SASEYAKHUBA.MASHENGE. Місяць тому

    Forever nina bonga no keisha wami❤❤

  • @ShellySmollyNdlovu
    @ShellySmollyNdlovu Місяць тому +6

    MakaLiyana usmele singamagalz❤

  • @NomvulaNobuhle-w1x
    @NomvulaNobuhle-w1x Місяць тому

    forever nina❤❤❤❤❤❤

  • @hlengiwemazibuko2648
    @hlengiwemazibuko2648 Місяць тому

    Anive ningibusisa shame😂😂

  • @thalentembali304
    @thalentembali304 Місяць тому +2

    Angisanithand kanj❤❤😻

  • @nozitiba6240
    @nozitiba6240 Місяць тому +4

    33:47 Bahleka thina 😂❤

  • @emihlematyolo406
    @emihlematyolo406 Місяць тому

    Kieshas face at 14:20 sana 😂😂😂@Kiesha according to indoda yakho nalama qualities awachazayo uzibona uyintombazana or umfazi oqotho sisi??🤣

  • @SamuSamukelisiwe-h7h
    @SamuSamukelisiwe-h7h Місяць тому

    Ey wena keisha singabantabakho thina😂😂😂😂😂

  • @nokwethembandwandwe5798
    @nokwethembandwandwe5798 Місяць тому

    min angifun ngish nalowo ophuza responsibility 😂😂😂😂😂
    We ngyanithand nina❤❤

  • @ZolekaMjaja-gw6rm
    @ZolekaMjaja-gw6rm Місяць тому

    Shuthi sekvele kwaba ne permanent post for osisi abadebenzayo😭😭 I feel your pain😂😂😂

  • @snothilemtshali8329
    @snothilemtshali8329 Місяць тому

    Love you guys! 😍❤️

  • @Enkosijaca
    @Enkosijaca Місяць тому

    🎉❤❤WE LOVE YUE GUYS NGIKHULUMELA ININGIZIMU YONKANAA🎈🌹

  • @xhosalasedutxhosachick8743
    @xhosalasedutxhosachick8743 Місяць тому

    Kodwa bhut waseBulwer uyamcindezela uskwiza yhooo😂😂Kant uskwiza unengqondo
    For once nje awoke uvumelane noKeisha nje hawu hhay sukkka

  • @veliswamashicila5897
    @veliswamashicila5897 Місяць тому

    Hay jonga ndiyanithanda kakhulu❤❤❤❤niyafanelana🤞

  • @cebisilengxongo9509
    @cebisilengxongo9509 Місяць тому

    Ngiyakuzwa mina Keisha😂😂😂

  • @samkelisiwendlovu
    @samkelisiwendlovu Місяць тому

    "Mna ngyazazi anghluphi "kodwa angphuzi 😂😂❤

  • @mpumiembokodo5804
    @mpumiembokodo5804 Місяць тому

    Wow I'm inspired ❤

  • @AngelAyanda-i3v
    @AngelAyanda-i3v Місяць тому

    Keisha hlezi usimela sesi vele mina ngvumelana nayo yonke into oyishoyo😂

  • @makaziwesiko4276
    @makaziwesiko4276 Місяць тому

    😂😂wavele wabhodla uBonga😮😂😂😂ngendaba yemali

  • @YamkelaLuleka
    @YamkelaLuleka Місяць тому

    ❤🎉😅!! Cha uKeisha akakwazi ukuba Serious 😂😂😂

  • @FundisiweDlamuka-h9h
    @FundisiweDlamuka-h9h 22 дні тому

    Ntombikayise❤fana nobabakhe

  • @xolilefortunate5763
    @xolilefortunate5763 Місяць тому

    E bonga my advice thatha lemali omdiza ngayo manje uyomlobola ungamenzeli lutso until umlobole🤣🤣🤣cause nyalo I'm sure kuyo yonkhe into edinga imali usizwa nguwe...yemalobolo nyalo itobuyaphi?ncono kube nithandane nsekatimele Keisha lapho bekutoba easy kutsi nilobolane.....

  • @NolwaziMdluli-g2g
    @NolwaziMdluli-g2g Місяць тому

    Ai cha niyadlala ngathi senifun senze something ukuze nisicele yooooh🤣🤣🤣 bonga

  • @makgotsoclementine1639
    @makgotsoclementine1639 Місяць тому

    I love you guys xeem❤

  • @nokulungahlangu9484
    @nokulungahlangu9484 Місяць тому

    Favourite couple ❤❤❤

  • @NkosingiphileNkosingiphi-tu8ot
    @NkosingiphileNkosingiphi-tu8ot Місяць тому +1

    Love you guys❤❤

  • @SisiphoMapamela
    @SisiphoMapamela Місяць тому +4

    I'm one of those women I can't stand umlisa ophuzayo I just can't

  • @asandantombela1558
    @asandantombela1558 Місяць тому +2

    Umuntu weslisa uyena okmele abone ukuthi ukulungele yini ukuba unkossikazi wakhe, you can have all the qualities of wife material but umuntu still angakwenzi uNkosikazi wakhe …so lento ilele kuwona amadoda thina ngisho singenzani nkosi yami!!

  • @AmahleThandeka-t1f
    @AmahleThandeka-t1f Місяць тому

    ❤❤ngiqhubeke njalo guy's nithandane ngiyanithanda ❤❤

  • @bongiwentshingila9126
    @bongiwentshingila9126 Місяць тому

    Indoda ayingabalisi ngemali Bonga yenza ngenhliziyo yakho emhlophe enothando, yeka ukukhononda

  • @BazamileChiliza
    @BazamileChiliza Місяць тому

    We love you❤❤

  • @NompumeleloManwadu
    @NompumeleloManwadu Місяць тому

    Lobola usisi wethu bonga ❤

  • @NomfundoGumede-j7l
    @NomfundoGumede-j7l Місяць тому

    I love you Guys 😍❤️‍🔥

  • @saneleqwabe3310
    @saneleqwabe3310 Місяць тому +1

    Umfana umuntu ocabangisa kwengane emdala😂😂

  • @olunjenanny5148
    @olunjenanny5148 Місяць тому

    I love you guys❤️🥺

  • @ZiyenaMdyeshana
    @ZiyenaMdyeshana Місяць тому +1

    Kunini ndilindile weee Keisha❤️

  • @nosiphomazibuko590
    @nosiphomazibuko590 Місяць тому +1

    ❤❤❤❤❤ Favourite Couple🥰

  • @andilengobese9916
    @andilengobese9916 Місяць тому +3

    Enento enkulu 😹 I love you gyz

  • @kakalekhata6447
    @kakalekhata6447 Місяць тому +1

    I love u guys from Botswana

  • @NokubongaKhumalo-kh1vq
    @NokubongaKhumalo-kh1vq Місяць тому

    Ey ama Unswer ka Kheish❤😂