Abantu bakwa Hlophe
Вставка
- Опубліковано 10 лют 2025
- Imvelaphi yabantu bakwa Hlophe.
Umlando ngabantu bakwa Hlophe oThumbeza kamyeni.
Izithakazelo zakwaHlophe
Thumbeza kamyeni,
Ntombi zenda ngonyezi,
Ezabafokazana zenda ngobumnyama,
Mahlekwana,
Nina enahlek'umuntu edlula ngendlela,
Dlezi!
Hi cc bengicela ungenzele isthakazelo saka Mndebele
Cela ungenzele isthakazelo saka Malaza 🙏🏿 lamaswati
Cha enikukhuluma la kuyiphutha uma ningakhulumi ngoHlophe oseBulwer owona onamakhehla amadala kabi uma ukuhlukana ngomlando wakaHlophe ohhawuza noNgozane