Uyahlanya lona ubizwa ukufa uma u poster umuntu wakho uyi public figure uthi kwenziweni KwaZulu intombi iyashelwa special uma iku public ingeyethu kukuyo ukuthi iyaqoma noma cha
Kubukeka sengathi imfezi uphumile esandleni.....from the first place I number yomkayo ifinyelele kanjani kwi taxi owner.....hlampe okuningi kumele ikuxoxe nomkayo....
Sometimes ama owner uma edutshulwa kusuke kungeyona indaba yamatekisi, kusuke kuyiyo indaba yokudla abafazi babantu
vele iskhathi esiningi😂😂😂
Yeh😅
Kodwake ledrama asikho isdingo sayo🤦♀️.... Uma ushelwa ungathandi easily just block!
@@samkelisiwecele701 lezizinto enithi ama owner. Zifa kalula kabi. Ngoba zidayisana zodwa.
Animublokhi ngan nandisa izitha nj nivele ninezitha
Aw lutho akunamuntu osatshwayo la ungunkulunkulu yini yena ongafi.
Bazithathaphi inamba.kushuthi mihle okudlula u Mawhoo 😍
Sis awuxoxeli umyeni wakho ngabantu abakukhulumisayo blocker umuntu uma ungayithandi into ayenzayo. I number ebe eyithathephi? Isalukazi esangikhulisa sangifundisa kuthi kungabulalana abantu egameni lakho ngoba lomuntu naye suke elwela ubudoda bakhe. Akekho muntu wesilisa othanda ukubonakala e weak ku muntu wakhe
Umfazi ngumfazi ngoba efa azi. Yabona Mfezi buka umkakho uyena umhlahlandlela kulento
Umhlaba wonke?? Inganekwane 😂😂😂😂
Uyahlanya lona ubizwa ukufa uma u poster umuntu wakho uyi public figure uthi kwenziweni KwaZulu intombi iyashelwa special uma iku public ingeyethu kukuyo ukuthi iyaqoma noma cha
Kodwa la ngcono mfezi uthule okumele achaze ukuthi yena uyayithandananyini le owners umfazi wakho asikathandi uswela wena ngesimanga sokushelwa komfazi wakho pls abakwa gwala bayasinda
Bengingaz kuty mfez inengqondo ncane kanj😮
Uyaphapha mfezi ufunuduma cha cula uzokwazi ukuduma usufuna ukuduma ngomfazi
Kubukeka sengathi imfezi uphumile esandleni.....from the first place I number yomkayo ifinyelele kanjani kwi taxi owner.....hlampe okuningi kumele ikuxoxe nomkayo....
Ukushela umuntu akulona icala kukuye kuthi uyavuma yini.Mzuku esethole amthandayo ngeke akutshele okwamanje laba abamshelayo kushuthi akabathandi hhayi ngoba eneqiniso
Yabona mft ukuze uzokhula nawe kumele wazi ukuth intombi iyashelwa but umfazi womuntu awumusheli lokho sekuyicala
Baba njengoba eyingoduso akakashadi meaning kukuye ukuvuma noma ukwala ,and ukhumbule ukut KwaZulu amalobolo ayabuyela emuva
@@thokozanemthimkhulu asingadukisani mft umuntu onganile akashelwa noma kungathiwa kwaphuma inkomo eyodwa kuthiwa uyolotsholwa awumusheli umuntu oshelwayo intombi. Lena eyezinkomo ezibuyela emumva mft angiyazi mhlawumbe kuhluke izindawo
@@lindokuhlepenuel5452 Ngyakuzwa bhut ngyakuzwa angiphikisani nawe, kona ngikhule amakhehla esho njalo ngo Zulu, kodwake bengihlezi ngizibuza ukut kanjan esashiselwa impepho kwahlanganiswa izidalwa.
Nami bhuti ngivumelana nawe muntu oganile akashelwa sdalo ngikhule ngazi lokho uuahlonishwa umfazi womuntu@@lindokuhlepenuel5452
Uma engasabi akambizi ngani ngegama khona ezobona besingekho yin isdingo sokuthula uma kushelwa umfazi wakhe ngoba okungalandela ukufa nje bese kuthiwani ke
Washo ngambona lowo teksi owner. Ujwayelene nalomculi onomlomo
😂😂😅
Abafazi bashelwa mihla namalanga la phandle ay siyeke wena aibo
Udubula wafelemanyaleni iyeke lento
Sengibona kuthi unamanga lomfana wakwa Khumalo.Usiqedele data lethu simlalele wangasho lutho
Kodwa lomfo wakwaMtungwa wenxiwayini yena elokhu enza advertisement ngalengoduso yakhe manje kanti akazethembi.
Aibo saze savelelwe intombi yemfezi nokweshelwa kanti kuqalwa ngayo yini noma Beyonce waseSA? Aibo ake asmele naye bo avemahle amantombazane aseSA ukuthi singalokhu simelwe uye ngentombi yakhe. Inomamlambo yini noma yinhle kunawiwonke umuntu wesfazane osemzansi noma uqala ukuqonywa yena?
Umfazi uvume kanjan ukushelwa yena vele
Ulwela umfazi ubanika kanjani amanumber why engabablocki if akafuni
Yalayeka umphostelani mfaz wakhe yena abamuhle uyabhayiza idla owner idla😂😂😂😂😂
Guys senikhohliwe uba sishonelwe kwa guqa ngenxa yobudedengu be mfezi hay fuseg mani
Angisboni kodwa isdingo sokuthy aveze abantu abamshelayo cz kungenzeka iznamba bazthatha kunkockaz.....
sekuyi owner futhi ngithini Kant kithi Nina neMfezi
@@zinhlegazu-q2m imfezi ayihambe icuphe umfazi kuphela
Itax owner yamasimba yani yona leyo Idume ngani enhle ayifi yini kanti yona
Idume ngokubulala ingaboshwa
Akukho wrong ukushela umuntu ongaganile, intombi ihlala yeshelwa. Umbuzo wami yini etatazelisa umfezi? Ngabe ayimthembi yini umuntu wayo.? Lento eyenziwa umfezi uzobahlukanisa nesthandwa sakhe.
Alizithembi lelibhungu ,kungenzeka ukut lamthola shibhu ,lazama ukumqoqa so seliyasaba ngaye ukut uzomuka nezikhukhula
Oseyishayile kakayosi, oseyosile kakayidli ,oseyidlile udl'licala 🎉🎉🎉
UMavava😂😂😂
😮😂
Akenisiye ke ngalomfazi uyenayedwa yini oshelwayo kulomhlaba sihlangana nabafazi abahle kodwa abasho ukuthi bayashelwa lonake usebaluleke ngani kwabanye akafuseke
Ewu ngathi uqala nokùqonywa lobhuti hawu savelelwa uye🚮
Intombi iyashelwa zingaki intombi zabantu ezikhwela yena manje sekubuhlungu makushelwa eyakhe ayi Gedeeee 🚮 angani vele bekhangisa ngalentombi yakhe
Indlela owenzangayo Mfezi utshengisa ukba isishimane owesmame uyashelwa noma eshadile and okumnandi akathandani nabo okunye inumber yakhishwa owesmane wakho so uyaz wabanikelani phuma kuye mybi akyena owakho
Akekho umuntu ongafi