Indaba Ka Phumlani Hlongwane no Phumlani imfize emnyama ephelele , lamadoda axabene ngampela 😨

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 сер 2024
  • uMa ufuna ukukhangisa umsebenzi wakho ungashayela inumber ethi
    0739765081
    Ndubane

КОМЕНТАРІ • 55

  • @SphaMagwaza
    @SphaMagwaza Місяць тому

    Ayy kahle bhut kahle ,Winsizwa wena angithi futhi ubuchopho bakho buhluzile angithi , why ungamlungisanga mawumbona ukuthi uyaphuma endleleni ,KHONA OKWAKUFANELE UKUSHO KUYE UKUMBUYISA ENDLELENI UMENZE AKUQONDE UKUTHI LENTAYENZAYO UZIZWA KANJAN NGAYO UMTSHELE OFISA KWENZEKE THAN MAKUMEHLULA LOKHO UPHUME KUYE

  • @phumelelebuyisile2700
    @phumelelebuyisile2700 3 роки тому +4

    Noma imfezi inephutha kodwa sengibona ihaba kuloludaba nendlela akhuluma ngayo lomfo inokuchwensa nje phakathi

    • @khoimkhwanazi6155
      @khoimkhwanazi6155 2 роки тому +1

      Sekuyaphapheka impela noma emeya kodwa engathi akandoda ayihlabi ngakumisa nje

    • @user-cc8sx8fe3k
      @user-cc8sx8fe3k Місяць тому

      Uyadelela lomfana owangakithi nje impela phezu noMzinyath ngaze watervaal prison,ngyafisa ukuhlangana nayo

  • @thulaniskinmdluli350
    @thulaniskinmdluli350 3 роки тому +3

    Ja neh uMfezi Mpumlani uphaphalazile an uyaqhubeka nokuxova mmm

  • @khoimkhwanazi6155
    @khoimkhwanazi6155 2 роки тому +2

    Yithi a ma Zulu kuphela esisalwela ubala nakuma social media. Awubheke nje mangaku ama Shisanyama a khona ezweni kodwa lowo mqondo wafika no muntu oyedwa nabanye bawuthanda bawusebenzisa naye lomfo wacela wanqaba lokho ke akumniki igunya lokudelela Imfezi

  • @mcabangoduma2893
    @mcabangoduma2893 3 роки тому +2

    Ngoba akufemuntu, akuxoxiswane kungaxatshanwa nizinsizwa. Bumbana Zulu.

  • @ayandaluthando8999
    @ayandaluthando8999 2 роки тому +1

    Zithulele nje mfokaMashobane uthi nje duuuu, ubayeke abanomlomo omude, vele umsebenzi wabo 🤐🤐

  • @mandladoctor1241
    @mandladoctor1241 3 роки тому +3

    Ningababhemu wensizwa khulumisanani

  • @thuladumakude2511
    @thuladumakude2511 3 роки тому +3

    Awuuu nam ngizo poster la kwi social media ngizkhulumela nge E20 amakhumbi lawa akdala akwa Nissan,shuty umculi make wacula nge E20 isukile!......😅🙌

    • @nkonkihkhonkolo1319
      @nkonkihkhonkolo1319 3 роки тому

      😂🤣😅

    • @thandokuhlecollen207
      @thandokuhlecollen207 3 роки тому

      Ngathi awuyizwisisi kahle lendaba bhuti

    • @thuladumakude2511
      @thuladumakude2511 3 роки тому

      Awuu sekungaze kbangwe into encane kangaka!!kuty omnye khulumile omnye wabhala ingoma ngokukhulunywe omnye,,ai vele angizwa kahle sisi wam😊

  • @khemisikhumalo7481
    @khemisikhumalo7481 Рік тому +1

    Wawubhedel imfezi wen nobuso obungu nxa ntathu 🔽 ubani owathi uyinjulabuchopho wen?uyimpulazi kaljaca wena .

    • @ThandiZondi-jl3iq
      @ThandiZondi-jl3iq 3 місяці тому

      Waze wawphendula umbhedo ubhedile uMfezi ngoba kungowakini uyamvuna engazange acele imvume yekela ukubhebhezela udlame nqondo mfishane

  • @sphamandlachonco8655
    @sphamandlachonco8655 3 роки тому +1

    Hau kahleni bo bonke abaculi bakipha izinto zabantu noma ima niqala manje ukukubona lokho ayi suka khuphuka qhawe lami bakhwife miiiiiii

  • @gwazelankomo377
    @gwazelankomo377 2 роки тому +1

    Uyakwazi ukuvika siyingayinga uyogcina ngakho uku act lokhu okwenzayo

  • @blessingmaphumulo4983
    @blessingmaphumulo4983 3 роки тому +1

    Cha ushayile #Cressida-ZN ushayile Mfez'emyama

  • @khoimkhwanazi6155
    @khoimkhwanazi6155 2 роки тому +1

    Waze waphapha bafo konke lokhu ukuthi akasindoda kungenaphi manje

  • @sibongiseniluca8257
    @sibongiseniluca8257 Рік тому +1

    lalelani nina bafana ningalokhu nixabana ko Utube lana,angithi ningaba bhemu dibanani ngo donkane kuphele ningalokhu nikhuluma njengabafazi bakhona insizwa o Mtebhosha e Denver bazon hlanganisa futh akekh ozo pakela insizwa ay thathe umdlela wayo ùmfazi avale umlomo finish

  • @philanisukazi1088
    @philanisukazi1088 2 роки тому +1

    Isela liyohla.......😂

  • @londiwezlondiwez9646
    @londiwezlondiwez9646 2 роки тому +1

    Weee waphupha maskandi syabuka Lana ko U tube

  • @cebohnzama5450
    @cebohnzama5450 2 роки тому +1

    Ziyakhala

  • @thuthukanibuthelezi609
    @thuthukanibuthelezi609 2 роки тому

    Waze wanonya wena,akfani nawe bength ikhanda lakho licacile uyeyisa wena

  • @abxgalela5275
    @abxgalela5275 3 роки тому +2

    Ay uzifunela udumo mfwethu angaz ukhala ngani ,ngoba yakhuluma nawe imfezi wala ukuza kuye nisebenze.

    • @siyareview3048
      @siyareview3048 3 роки тому +1

      Exactly mfwethu...lesesheli ukuthi seza ngenkathi imfezi isibiza ngabe bawasigner lamaphepha awashoyo

    • @abxgalela5275
      @abxgalela5275 3 роки тому +1

      @@siyareview3048 Jaar not ukuthi yonke into esiykhulumayo yeziwa abaculi sekmele beybhadalele ukcula ngayo

    • @siyareview3048
      @siyareview3048 3 роки тому

      @@abxgalela5275 angani akafikanga imfezi imbiza ifuna bakhulume ngalendaba so bekumele enze njani ke

    • @senzilemelo2463
      @senzilemelo2463 3 роки тому +1

      ay uyabheda lona mxm content

    • @soemtv1544
      @soemtv1544 2 роки тому +1

      @@abxgalela5275 you might be right kodwa khumbula ukuthi lena liciko kusho imisebenzi yakhe usuke ehlose inzuzo ngayo ingakho kungafanele omunye umuntu athole inzuzo ngayo kungavunyelwene okwesibili uma iciko lingakalungeli ukusebenza nelinye iciko lokho akukunikezi imvumo yokuthatha umsebenzi wakhe ngoba kafuni kusebenza nawe njalo awukwaz ukweyisa umuntu ngokumbiza suqedile kumele umbize kuseyi ayidiye kukhulunyiswane kuqala then nisebenze

  • @syandangema50
    @syandangema50 3 роки тому +1

    Sengyabona Imfezi yilenhlobo eyaykopela ngisho igama lomuntu eskolen. bekumele ishintshe amagama ay lento yokthatha icontent injengoba injalo

  • @thandokuhlecollen207
    @thandokuhlecollen207 3 роки тому

    Ngadumala masupa. Kanti injani imfezi?

  • @zwelinomngqoks4608
    @zwelinomngqoks4608 3 роки тому +2

    Uqale kushado wathi yena akulona jele badideka abantu hok ngoku uba content zabantu ngaphandle kwemvume 😥 Kuba ingu maskhandi it's not gonna be taken seriously

  • @gwazelankomo377
    @gwazelankomo377 2 роки тому

    Yena lomuntu ohleze egqashiya lana kuma youtube uboke ufike lana kuMashananandana ngiyokubhala ngikubhale ngomqalothi. Bengithi unengqondo nawe nje uzichamela uhlezi

  • @sabelomahlambi3863
    @sabelomahlambi3863 3 роки тому +5

    Content yami content yami yehheni saze savelelwa🤣🤣kuncono ngisho kube yingoma kahle mfo ukhalela itemu nje elingasho lutho

  • @siyabongasithole153
    @siyabongasithole153 3 роки тому

    Sekwakhiwa ngeziqubu zakho ubhekile qhawe

    • @siyabongasithole153
      @siyabongasithole153 3 роки тому

      IMfezi idelela uNgwane eqinisweni kade yabakhona le video ka Hlongwane kufanele akhokhelwe okungokwakhe ukuze kuzobakhona ukuthula

  • @manziniwaterson6740
    @manziniwaterson6740 3 роки тому +1

    Imfezi ufudumeza omdaaaaaaala ngisho ingoma ze kwaito uye🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @thabanggoodman6278
    @thabanggoodman6278 3 роки тому

    Yaze yangiphoxa iMfezi ngithanda kangaka madoda

  • @gradesevenmlaba5883
    @gradesevenmlaba5883 2 роки тому

    Ey nayo imfezi ayikho nje lento yayo yaphupha kudala isisizwa yikho nje ukufudumeza ingoma zo Kwaito

  • @wisemanzwane5127
    @wisemanzwane5127 3 роки тому

    Kanti leMfezi emnyama icabanga njan,uma yenza kanje??? Uhlulwa ukucabanga uyontjontja izinto zabantu

    • @siphiwostompie4066
      @siphiwostompie4066 2 роки тому

      Sixolise emdenini wakubo sithi abalahlekelwanga bodwa sikhala sonke