Exactly my brother I'm still disappointed and angry at the same time thank you bro I'm surprised on you because some of us as a Zulu nation we don't see that Just because of the politic we had in our minds Duma disrespected us he need to be punished
Yehlisa Moya bhuti I ANC idelela kakhulu kulezinsuku abamazi omunye muntu bazazi nje bona but I mk khona izolungisa yonke le nyova demn ekhona zizojika izinto lo Duma sekhohliwe ukuthi zikalala naye wayephakeme uphi manje thobile naye lo luyeza suku lwakhe impakamo zokwehla
Mfwethu Phakelumthakathi kubuhlungu ndoda lento yokuthi abantu be politiki basiphethe bazibona bengaphezulu kwesihlalo sikaZulu no Zulu ke nje wonkana. Lento eyenzekayo iyalandelana cos nomkhonto ubhekiswe esizweni kwathuleka just nje ukukhuza, kodwa ke ngiyabonga ngiyakhuleka ndoda ukuthi usukume ungathuli, yinina abaholi bethu enisondele eSilweni sicele nisilekelele lento yalepolitiki isiyajwayela, okunyeke namakhehla awasekho, Lento u Mtwana wakwa Phindangene ekhona ibizolungiswa khona lapho cos kwaSilo besizogodukiswa njengoba usho lento yichilo angbonge
Buthelezi was wrong ukukhuluma ngepolitiki emcimbini kahulumeni specially aze abize igama lomuntu. Akwenziwa lokhu akwenzile and Duma was right to call him into order. Big up Duma for ukulungisa isimo, IFP isebenzise platform ewrong ukukhuluma ngabanye abantu instead of ukwethula isilo. Ipolitiki ayingeni kuloluhlobo lomcimbi
Uyadelela bhut lomfana inhlonipho akanayo ANC must fall
UDuma akasiyo insizwa ilulwane
Kwahamba o Baba uMgiligi Madoda... yey wangidina loDuma
Dankie mfwethu, walikhuluma iqiniso mfanakithi ❤, uduma bekumele afunde isifundo
Ay usikhombe ngomunwe esweni sonke nje singamazulu umfana ka Duma.
Hayi iyedelela lensizwa yakwaduma nanku u May siwbekile wedelela thina uqobo lomuntu
😢Uyeyisa ufuna induku lo uyajwayela ucabanga ukuthi kubo uDuma
Yey nami cha ngike ngababaza ukuthi wonke lawamadoda athule athini inja ikhonkotha kanje phambi kwesilo bekumele ngabe uDuma udla ngamapayipi kuyimanje esbhedlela, i ANC iyasidelela isilo kade sayibona thina kwakona isilo sizobukwa abafazi emehlweni umbhedo lowo
Nam bengfisa amabutho amthintithe ngenduku. Iyeyisa lento
Yazi Phakelumthakathi,uyekiwe umthakathi sebanjiwe ngeNtelezi,uSboniso uyadelela anhikaze ngikubone okunje.
Sboniso akabuthwanga ngiyaphika ushlekabise nabantu singuZulu.
Askhulumi ngenhlangano la.
Ay ngyakhala nami ncono ukube bengikhona bengiyovinjwa eziteji impela ngyobeka udume kuDuma😂
UBayede kumele amkhiphe kuyonke imisebenzi yesizwe sika Zulu. Uyedelela lomuntu.akananhlonipho. Akahloniphi ngisho undunankulu uNomsa Dube.
Ungicasule kabie loduma wakhona mina
I was shocked.
Fanele ngabe ushayiwe u Duma crc
Khuza umkhuba lona owenzeke lapha
Impela, nami ngibone ihlazo lodwa la, kufuneka bamtshene axolise ngenkomo ageze uNdunankulu ngalelihlazo. Anasazi isiZulu lobaba. Uyadelela impela.
Isilo sakithi asivikelekile
Sdalo sisobala kanti angawan amabutho akyon ingubo yeSILO nomvikeli aimina namanje ngywthuthumela yintukuthelo
Ayikhale mani ku late mfwethu
Zinengi izinto abazenzayo ebezingenzeki phambili nobaba wayethi ncono ngife ngingawaboni amanyala sekushonephi lokho ayi mani..😡
Nawe unoku ncetheza mbijana kodwa othi ngithule umuntu uma ebhedile ubhedile
Umuntu odelelile uNdunankulu- akusibo onkulunkulu laba abantu njengathi sonke. Niyakhohlwa ukuthi uNdunankulu usipolitiki ngakho ke akayeke ukukhuluma ipolitiki la ingangeni khona. Yebo uDuma uphambukile ngokwenhlonipho kodwa bese kuyisikhathi sepolitiki.
Pho kulindweni angasondelwa lo Duma wakhona
Ilphi izwe elingaphathwa oSiboniso duma
Akuna ndoda la ulibonisile uDuma
Sekuyo lamulan i voti nsizwenye ukuze singaphinde simbone loshlama
Wachanasa we loDuma
Inganenkwane lo Duma wabonakala ngokuthathela phezulu unxamalala kus3mngcwabeni abantu bathula ngoba kwenzeka kumhlanganyelwa
Bekumele bathi ukumthintathinta uDuma
Lelimbuka eliwuduma yisiphukuphuku nje asidinga ukudingiswa kuleli elengabadi sihambe siyoshona.....
Kuyashaqisa uyaphenduka umtwana wakwaPhindangene ethuneni..
Akazi uNdunankulu, umkhuzii wethuu... Songakhuzeki ithina uZulu... Uhulumeni uyagxambukela
UDuma ufake abalandeli be-ANC abakhankasa emphakathini enkingeni... Bazowuzwa umoya😳🙄😳🙄
Kufanele u uyadumaza u Sboniso Duma hayi 😢😮
Ufuna ukutalajwa lomfana
wePhakelumthakathi uDuma akamfuni uNdunankulu
Udinga imvubu.
Hhayi bandla lobhuti okthiwa u dumi is not make sure yeses🙆
Exactly the same thing eshiwo uZuma
WeDuma ungumdlwebhe awunanhlonipho nikhombisile ukuthi umbuso usabanjwe ngobhongwane yi ANC BEHLANGENE NONGXIWA NKULU NB: IMK PARTY ayisoze Nalini ivume UNGANGEZWE LAKHE enziwe ize NB ZULU OMNYAMA ONFLELA ZIMHLOPHE hlangana ne MK PARTY silwele Ubuzulu Bethu phansi ne ANC kaRamaphosa akakhuzi uDuma kodwa uyamvuna Hayi impela bathatha ISILO NGE COVID 19 MANJE BACHITHÀ UZULU KABI ITHINI IFP NGITHI AKUSIYO EYOKUBONISWANA LE NB: BEKUYIPHUTHA UMA NITHI NOBONISANA NE ANC nibonisana kanjani namasela ombuso KwaZulu-Natal
Uzulu akasenasithunzi nakhu namandiya asishaya e Phoenix
Asuyena mzulu mina ke mopedi mara uduma ube wrong kakhulu akwenzile bemele amele ndunankulu atsete nkulumo then amsole after
Exactly my brother I'm still disappointed and angry at the same time thank you bro
I'm surprised on you because some of us as a Zulu nation we don't see that Just because of the politic we had in our minds Duma disrespected us he need to be punished
Mina ngithi kwakufanele Phakelaumthakathi kube nguye umdidiyeli wamaButho ayi ukuphakamisa oNgizwe abangena nhlonipho antibodies 😮😮
Mesingaka shwelezi Kubukhosi bakwaZulu obukhulu unqisile impela mfwt asoze sakuthola ukuphumula kuningi kuyeza
uDuma uthe uhulumeni unamandla kyeyisa kusuthi imali, akukwazi emhlabeni kaZulu endaweni yokhokho bakhe adelelwe kanje
Zonke izintombi ebezitshelwa ukuthi zihlubule izigqoko ngaphambili kwama Cameras ngama sell out to the British. Ungizwe Mchunu kanye no Mtebhosha singathi bayinkinga.
Yekani indaba kandunankulu, oDuma bayazi ukuthi kwasona Silo lesi sabekwa uRamaphosa ngobukhoshosho. Manje ekekho ke umuntu ongasebenzisa iplatform eyenziwe uhulumeni kaANC ukugadla uANC. Manje kanti aniboni ukuthi umbombayi yonke lento. Uyabuka nje uZondamagwala, kululazwa ubukhosi bakwaZulu
Mfowethu lomuntu, udelelile kakhulu😮😮
Ukhumbule into eyenzekayo e kzn iyenzeka ngoba ngegazi. Kunam adoda asefuna ukuchitheka kulelilizwe hashi iKzn kuphela kodwa mhlaba jikelele.
Lento iqale kumongameli aphakamise umkhonto kwelikaPhunga noMageba wathi mayihlome 🤨
Okunamanje konkelokho kuthulekile izinduna aziyi ngisho kongangezwe zokhuz umhlola ngayoyonke leyonto kanti ngoban ababheki Silo nabasivusay masitshel ukuthi wena wakomkhulu nalizwe lakho lisha awu namanje ngyababaza ngigcel izinyembezi zentukuthelo emehlweni
Angikaze ngikuzwe ukudelela okunjeyayana...
Yena uDuma uphaphile wayenza nakulomama ophethe ethekwini kungena uMsholozi. UDuma yena ukhombise ukweyisa nayo iANC iphendula umcimbi weNkosi oweANC buka ikibha
kodwa akashaywanga ngani uqale ngoformer president zuma kumemorial service kambongeni kweza kunomsa dube ncube kweza ekudeleleni umsholozi beno mtolo belala bevuka ngegama likamsholozi kodwa ngikhumbula ushenge nomgilija abantu ababeneqiniso uma kunje😊 uqinisile lobaba noma ngabe ushenge ubebheda kodwa bekufanele amyeke aze ayiqede inkulumo yakhe ngoba phela njengoba ebekwe isilo kushukuthi ubedelela isilo uqobo ngamafuphi useyivubele nje impi yenkatha ne anc ngidabukela lezidomu ezihambe zilandela abaholi abangamsabi unkulunkulu abenza noma kanjani and yena ugadwe amabody guard usafe izidomu zikathixo zofela ubala kwalezikipa se anc besingekho isidingo sokuzifaka as if bekuwumcimbi we politilki it was wrong from the beginning to the end
Masiyikhipheni I ANC
Kodwa leyokushaya abantu abangenzanga lutho nibe nimyekelile umuntu odelelile phambikwenu ikhomba ukuthi nani anisile niyafana noDuma.
Nale nsizwa ugxamalazile umholi wakho lo odelele isizwe wakhwela phezu kwengonyama mina ukube bengikhona bengmane ngiboshwe bengizomushaya lomfana kodwa ngiyamthembisa uzohlanhana nezinsizwa ezifana nami uyoyisutha induku.
Cha lento yonakala mhla nithatha uhulumeni nimletha kwaZulu Natal,namuhla nidla izithelo zenu namuhla niyakhala kodwa Zulu kunjena nje namuhla kungenxa yenu mhla ningcoba iSilo eMabhida kwakungcwele u-ANC
Lo Doom udinga udonkane futhi adingiswe kwazulu
Yehlisa Moya bhuti I ANC idelela kakhulu kulezinsuku abamazi omunye muntu bazazi nje bona but I mk khona izolungisa yonke le nyova demn ekhona zizojika izinto lo Duma sekhohliwe ukuthi zikalala naye wayephakeme uphi manje thobile naye lo luyeza suku lwakhe impakamo zokwehla
Yaz ukube singabantu abamnyama siyakwazi ukuhlukanisa politiki nemithetho namasiko ngabe akunje,emasulumaneni ipolitiki ngeke uyibone makwenziwa okwenkolo yabo futhi bayabumbana njengesizwe bakushiye eceleni okungahlangene nobusulumane babo...thina siyakuhlanganisa yingakhoo kunje
UDuma uyagcwaneka 😢
Uyeyisa lomfana akunsizwa lento isithutha somfana lesiyana
Kuthuke mina Phakel'umthakathi.lento iyasihlaza siyisizwe.....
Lafa elihle kakhulu.
Duma uyabona vele ukuthi anc kuphelile ngayo vele
Ake ngihambe niyoshay lento ewu Dum
Nimyekeleni uyosinda ngoba bengingekho.
The sangoma Matshiqi spoke that the Zulu state akula Nkosi😮😢
Ave ngijabhile 😢😢
Bayadakwa laba indaba Kah ANC nje fuck
Kahlekahle kwazona izinsizwa umhlaba wonkana zamuhla azisa kwazi ubukhosi ukuthi kwiyini zilimele kakhul .engani ukuzwe insizwa ibuza ukuthi yini umsebenzi wesilo ihlazo kodwa iphatha isihlangu kusamelwe kusentshenzwe kufundiswe izinsizwa ukuthi zilibutho lengonyama azikwa lokho kuse nzima khona azinsizweni iqobo abantu balahlekile .hawu engani ingonyama bayayi thuka abatu banamhlanje .yonke lento yenziwa isbeletho sikahulumeni ka anc ngiyabonga
Wahamba Mntwana wakwaPhindangane Amazulu asele engambethe buka namuhla kusukuma umuntukazana ame phezu kwe Silo uyadelela lombhemu wakwaDuma
ay ucasukile uPhakelumthakathi nam ngokunjalo
It’s true uDuma ubhedile impela,kodwa ke Naye uShenge ukhuluma kakhulu nezinto ezingenasidingo nje. Zafa induku Izongena Inkatha izixebula ngodonkane
Kulungile mfwethu sohlangana evotini vele muningi umonakalo eNdlunkulu ngenxa yalezimfene ezisibusayo.
Bamyekile lo doti uyadelela lo mfana wakwa Duma kasazi nokuthi siyini njena ke umthengisi uthengisa ngisho nangobuzwe bakhe udakwe imali.
Uyachanasa uAnc ngalezi zimaku zakhe...🐶 🐶 🐶
Isimaku uwena
Uyadelela lomfana uyeyisa u Duma
Kuyiqiniso leli olishiyo❤
Cha mfethu lento i deep isilo qobo esizidelelisa ngoDuma
Bekungeke kwenzeke kaNongoma lokhu
Ngobani?
Udelile kakhulu uDuma
Imali.iyabaqhoshisa
Naso isilo asinalo iqiniso sithule sathini abantu befake ikibha zepolitiki emcimbini wano isilo siqatha abantu
Bafile yinduku labobantu.
Mfwethu Phakelumthakathi kubuhlungu ndoda lento yokuthi abantu be politiki basiphethe bazibona bengaphezulu kwesihlalo sikaZulu no Zulu ke nje wonkana.
Lento eyenzekayo iyalandelana cos nomkhonto ubhekiswe esizweni kwathuleka just nje ukukhuza, kodwa ke ngiyabonga ngiyakhuleka ndoda ukuthi usukume ungathuli, yinina abaholi bethu enisondele eSilweni sicele nisilekelele lento yalepolitiki isiyajwayela, okunyeke namakhehla awasekho,
Lento u Mtwana wakwa Phindangene ekhona ibizolungiswa khona lapho cos kwaSilo besizogodukiswa njengoba usho lento yichilo angbonge
Uyadelela lo duma🙄🙄
Uyadelela uNdunankulu
Siyakhuleka nkulunkulu wokhokho nkosi yamakhosi qalekisa anc iphelelwe amandla iyawubulala umbuso wethu sizwe samazulu buphuce lamandla abasiqhoshela sikuwe nkosi yamakhosi lamandla owabanika wona badelela ubukhosi
Kuyaveza ipolitiki iphethe..futhi ushilo ukuthi uhulumeni unamandla.
Uqinisile bhuti lezindadavu ezihola amabutho zijaha izikhundla mahhala azazi lutho bekumele okungenani bathathe isilo behambe.
Lafa elakithi madoda yoo-hoo uyadela osalala kobandayo ongawabonanga amanyala 😭😭
Ngyamxolisela Zulu ubenephutha uMthombeni,Yobe Zulu 🙌🙌🙌
Uyeyisa lomfana uxolisela umuntu ovulela izitha esizweni cha mft hayikabi angivumi mima
@@JohnNxumalo Yebo wakith angali bokufanele ejeze mpela ngesenzo sakhe uMthombeni Koda bengcela nehlise Moya Zulu,Wena owaphuza umlaza ngameva🙌🙌🙌🙌
Uyeyisa too much akahlawuliswe azixolisele yena ufuna isibhaxu ezinsizweni akaqhathwanga lona ukhuliswe kanjani ngempela uyihlazo u Duma 😢
Waxolisela lomuntu wena iphi inkinga yakho vele?
@@ClementMhlongo-g3m cha ayikho bhuti asiyeke mtakababa👏
Kazi ubeyokwenza yi kwiMbabazane emahaqa😢
Ey nami ingenyanyisile lento
Buthelezi was wrong ukukhuluma ngepolitiki emcimbini kahulumeni specially aze abize igama lomuntu. Akwenziwa lokhu akwenzile and Duma was right to call him into order. Big up Duma for ukulungisa isimo, IFP isebenzise platform ewrong ukukhuluma ngabanye abantu instead of ukwethula isilo. Ipolitiki ayingeni kuloluhlobo lomcimbi
Sidumele kakhulu kubona lokhu kwenzakale lapha Kuyihlazo futhi kuyichilo Ndunankulu kaZULU sazi ehlonishwa Uma bethi wenxa iphutha Bona benze kahle uma bethatha umcimbi wesilo bewenza kube ngowe politiki,Kukhonjiswa ngokusoba lapha ukuthi beku khankaswa engani bekuqoqwe zonke ikhulu zenhlangano ebusayo nokuthiwa zisamisiwe Kuzoba kusatshalaliswa kwezikibha zenhlangano Lokhu ngikubona kunguku dala uchuku kwamanye amaqembu Kondwa nokho ngyabonga kubekezeliwe yize bekunzima
First of all kwayikubha ebezigqokwe kulomncibhi yin ANC ukwedelela kokuqala lokho
Okwesibili ningazivun umuntu eyisa awukwenzi lokhu ya kuleyandawo kungakhathaleki uzizwe wedeleleka kangakanani kodwa kukeyandawo naphambikwalaba bantu uyathula uthoobeke uzwa ukuthi ukhuthelana
Enkantolo uyathula umuntu ekqambela manga kodwa uyalinda awmngeni emlonyeni nomangabe uyezwa ukuthi uyashiselwa kodwa uyamlinda uthule umlalele ngoba wamngena emlonyeni usudeleli inkantolo nenkosi yenkantolo izindawo ezinjeyaya ziyefana nenkundla yamacala uyahlonipha nalapho uzwakhona ukuthi ufuna ukphawula
Akayeeeeena umzulu
Kunjalo mfokandabandaba
Iciniso lelo
Iqiniso
i support u bafo😊