Healing children that are still in school.

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 2 лис 2024

КОМЕНТАРІ • 49

  • @selinatshabalala9419
    @selinatshabalala9419 2 роки тому +8

    I wish I have listened to this video 20 years ago, maybe ngabe ngadedela amakhehla akithi angithwasisa, ngangaya emzini yabantu. Siyabonga Mkhulu.

  • @bonginkositwala6206
    @bonginkositwala6206 2 роки тому +3

    What a interesting story khabazela, how I wish our ancestors could take over and give direction to this lost generation....we are completely lost generation....SAD reality....It's enough malizenzele idlozi...Done!

  • @kleinboy3877
    @kleinboy3877 11 місяців тому

    siyabonga Baba Mkhize im watching from Limpopo ,siyabonga nge words of wisdom

  • @nokweyisangqungwana3103
    @nokweyisangqungwana3103 Рік тому

    Camagu. Makwande....siyabonga ngezimfundiso zakho.

  • @lesedilekabe101
    @lesedilekabe101 2 роки тому +2

    Thanks 👍 Babu 'Mkhize for informative video, very interesting stories you have just shared. Ulawzi is the best Muthi ever.

  • @gcinilemhlanga3576
    @gcinilemhlanga3576 7 місяців тому

    Syabonga Gcwabe ngendlela oneqisiso ngayo uyasisiza kakhulu mina ngakuphupha ngilele ungichazela ngento eyayingihlupha emoyeni iminyaka ukuthi yadalwa yini uNkulunkulu akugcine baba Mumbo😊🙏

  • @pearlngubane6911
    @pearlngubane6911 2 роки тому +4

    Waze wayikhuluma indaba Baba. Elami ikhehla langikhipha ephehlweni and I am learning so much on my own, through dreams, reading and interactions with healers. I have recently found out ukuthi isikhwama is more on ubunyanga, than ubungoma. Understanding and knowing imithi comes naturally. Baba, amaGobongo engihlanganiselwa wona, angenza ngiye eskhathini straight away

    • @daphneymhlongo4957
      @daphneymhlongo4957 Рік тому

      Imina loyo cc ngangena esikhathini ngabhidlika ubuso ngaya ngambonisa umuntu wathi ngithalathiwe yey umhlaba ngyawesaba

  • @nomadlozi6622
    @nomadlozi6622 2 роки тому +1

    Alikho iqiniso elizodlula lokhu okushoyo muntu omdala. Siyabonga thina. Siyafunda kakhulu each time you speak! Siyabonga!

  • @sudonym5356
    @sudonym5356 2 роки тому +1

    Awu kodwa Bab'Mkhize ave ungibusisa!

  • @nkosithandilepetros8270
    @nkosithandilepetros8270 2 роки тому

    Siyabonga mkhulu uyinqolobane yesizwe kwabafuna ulwazi neqiniso ngesintu sakithi.

  • @bonginkositwala6206
    @bonginkositwala6206 2 роки тому +1

    Bab' Mkhize, isitha somuntu omnyama uyena unknowable!!! Ngiyabonga idlozi liyazenzela...It's long overdue....Take over Dlozi...👏👏

    • @bonginkositwala6206
      @bonginkositwala6206 2 роки тому

      @Munwanati Thokoza, like ubaba uVVO echazile....when we as parents denied or ignore the importance of the calling from our ancestors to our kids or our loved ones for that matter....it is their duty or obligation to take over the process to see fit that all protocols are observed and followed, eg, like ubab uMkhize echaza ingane ifeke yangena esgodlweni lakhuma ekhehla elmbethe ingane...ikhehla lakhuma nobabuMlhizi lachaza konke ukumele kwenziwe ngengane abiyithumile simple....why? because we simply denied as "parents"the great opportunity given to our children or our loved ones from our ancestors!! FACT

  • @lindiwesibanda13
    @lindiwesibanda13 2 роки тому +2

    Ngiyabonga baba Hai I've been following o page uyangi khulisa nd ngiwumlaphi nginje Kade ngifisa Abane qiniso njengawe ngiyafisa ukukubona ngAmehlo ngiyabona ukuthi ngingakhula kahle edlozin futhi ngibe umelaphi igcono kulelizwe elimoshekile

  • @MusaZwane-q2z
    @MusaZwane-q2z Рік тому

    Baba mkhize uwusizo lukhulu kithi mina sengifisa kushintsha isibongo ngibuyele kwesikamama wami

  • @phindz113
    @phindz113 2 роки тому +1

    Woooow Siyabonga. Ngingasizakala kanjani mina ngoba eyami impilo imile futhi angiwatholi amaphupho... ???

  • @Kutuzah
    @Kutuzah 5 місяців тому

    Uliqhawe khehla Khabazela, impela mawuyichaza ungumsiki webunda lakwamoya

  • @khanyisaningubane7409
    @khanyisaningubane7409 2 роки тому

    Siyabonga gubhela mkhize kamavovo

  • @MariaMokgosi-bh8sm
    @MariaMokgosi-bh8sm 6 місяців тому

    Thanks what an info me i deram of bible glass of ware white cloth

  • @rawamothoa9935
    @rawamothoa9935 2 роки тому

    Makhosi…Very profound indeed Khehla…
    UYAWUZ’UMOYA…!!!?

  • @mbalenhlentali5125
    @mbalenhlentali5125 Рік тому

    Siyabonga Baba...

  • @lindiweprudence4059
    @lindiweprudence4059 2 роки тому

    Syabonga baba iqiniao 👏👏

  • @hlengiweshandu511
    @hlengiweshandu511 2 роки тому

    Siyabonga Khabazela!🙌🙌🙌

  • @thandondlovu401
    @thandondlovu401 2 роки тому

    Thokozani makhosi. Mkhize litholakala kuphi

  • @mzamomkhize8010
    @mzamomkhize8010 2 роки тому

    Isandla sidlula ikhanda Khabazela!!!

  • @thulanisibanda5723
    @thulanisibanda5723 2 роки тому

    Very wise words

  • @MgazzieMbuycen
    @MgazzieMbuycen 6 місяців тому

    Ngathukwa esinye isangoma esithwasisayo sathi kimi angazi lutho ngathi vele angazi lutho ingakho ngitshelwa ekufaneke ngikwenza

  • @leratomonegi3337
    @leratomonegi3337 Рік тому

    Thokozani Mkhulu👏👏👏

  • @SbongileGoge
    @SbongileGoge Рік тому

    Awutholakali emoyeni unumber yakho ithi line bizzy senzenjani

  • @onkesothondoshe5363
    @onkesothondoshe5363 2 роки тому

    Thokoza Babu 'Mkhize ndicela ubuza uba what does it mean ma uphupha utshona emswaneni thank you.

  • @nomsaledwaba8931
    @nomsaledwaba8931 2 роки тому +1

    Wena waseMbo !

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 2 роки тому +1

    Enkosi Baba

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 2 роки тому

    Gubhela siyabonga

  • @SbongileGoge
    @SbongileGoge Рік тому

    Wayibeka baba yacaca bha

  • @mamelekokhumalo779
    @mamelekokhumalo779 Рік тому

    How can I find u baba

  • @GogoKhanyisa
    @GogoKhanyisa 5 місяців тому

    ❤❤❤

  • @IndodaYamaqiniso
    @IndodaYamaqiniso 2 роки тому

    Whose school is it anyway?🤷🏾‍♂️

  • @nompumelelomotaung4663
    @nompumelelomotaung4663 2 роки тому +1

    📿🔥🙌

  • @thembelangcobo5216
    @thembelangcobo5216 2 роки тому

    Sawbona babu Mkheze ave ndinenkinge zomuzi,ngifisa ukuza kuwe uqobo...mina ngise P/E(Gqeberha) ukuphi wena Mkhulu?

  • @FUNNYVIDEOS-uo8cr
    @FUNNYVIDEOS-uo8cr 2 роки тому

    SYABONGA UKUTHI USEKHONA

  • @nawanekhomo3159
    @nawanekhomo3159 2 роки тому

    🚁🚁🚁😂😂

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 2 роки тому

    UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.

    • @thulanisibanda5723
      @thulanisibanda5723 2 роки тому

      Ulahlekile wena

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 роки тому

      @@thulanisibanda5723 Usho ukuthi noJesu wayelahlekile ngokulandela okusembhalweni John 5:30?

    • @sizwevincentnxumalo1639
      @sizwevincentnxumalo1639 2 роки тому

      @@vusimngomezulu2500 Labantu obacaphunayo bona baphila kuphi?
      Imfundiso ze yilena eyathi kulungile ukubiza laba ababhalwe ebhayibhelini kodwa laba abasizalayo kubhalwe kabi ngabo.
      Ngokwebhayibheli umhlonipha kanjani umzali wakho uma engasekho?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 роки тому

      @@sizwevincentnxumalo1639 Ibhayibheli kuphela elisitshela iqiniso elivela kumdali wethu uNkulunkulu Psalms 119:105,2thimoty 3:16-17,John 8:32,17:17,abantu basitshela amanga aluhlaza Roman's 3:4.

    • @sizwevincentnxumalo1639
      @sizwevincentnxumalo1639 2 роки тому +1

      @@vusimngomezulu2500 Stick to your bible and channels that teaches with the bible. Thina sisathekela ulwazi ngokwakithi.