Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Ubhuti wami omdala uSpesheli,usakhe eMnambithi eMziyonke.Isihloko saleAlbum sithi Intandane,eyango 1984.Ngangisemncane kakhulu la,sinokuhlala sixoxe ngomaskandi ngaleda skhathi💓💓
Bafo ubomtshela ubaba uSthole ahambe ayofaka umculo wakho online Kuma digital stores ukuze uzomkhokhela Uma enze kanjalo nalona esesawufaka uyokhokhela yena awufake impela ngobuningi ukuze azothola ama subscribera
@@southafricanmusicjoy. Siyabonga mfo ukukhumbuza le genge efike muva emculweni ukuze izowazi ukuthi wawuyinto enjani kungakaculelwa uku-trenda. Uqinisile impela amacwecwe Omthenjwa ayashoda kuma-online platforms, ku-Apple Music cishe kuna-3 kuphela.Bayaphoxa nje kodwa nabaculi bakithi nabaphathi babo, uyazi ukuthi uMgqumeni khona ewumculi wamanje, kodwa umculo wakhe awukho kuma-platforms ngobuningi bawo.
Hawu ogobela bakithi kwaba yini
Awu ngiyabonga kakhulu uqhubeke njalo zimnandi
Siyabonga kakhulu. But this guy stil alive
Yebo mft bayaphila bobathsthu uSpesheli SitholeuNkathazo Sokhela noSmehlane Khoza.
@@musamjsithole9447benzani empilweni ba4?
Ayy uyazidedela bafo siyabonga ungakhathali...eyamuphi unyaka kambe le-albhamu
1985 eyesibili elandela eyokuqala akayezibiza khona ngo Mthenjwa Zane eshuthise enye intshebe engaziwa ngonyaka Ka 1984
@@southafricanmusicjoy. kanti Mthenjwa Zwane kwakungeyena umculi naye ngokwakhe...bengithi mina kwakungelakhe iqembu kodwa kwagcina kungelo mfokaSithole, Nkathazo noSimehlane
@@lusandashandu5182 Cha empeleni ubaba uSthole ozala uSpesheni okuyena olida iqembu oMthenjwa wayengafuni ukuthi Indodana yakhe ingene emculweni ethi iyobanga usizi kwabasele Uma isishonile belokhu bamuzwa ecula emhlabeni. Ngalokho ke uSpesheni wabe esezifihla wazibiza ngo Mthenjwa Zwane kwi album yokuqala kuthe kulena yesbili igobondela wazibiza ngo Special Sthole No Nkathazo uzoyizwa kunengoma ethi "baba ngonile wongithethelela, wooo ngonile ngyaxolisa baba" wayeyibhalele ukuxolisa kuyise ngokucula ngenkani Kade enqabile
@@southafricanmusicjoy. ngiyabonga ngokungilandisa bafo sekuyangikhanyela
@@southafricanmusicjoy. uyawazi umculo ba4 awuwufuniseli
Ngicela lengoma ethi "kubhlungu lento oyenza kim" please bro or ngicela usenzele amasongs not as album
bumnandi
Ubhuti wami omdala uSpesheli,usakhe eMnambithi eMziyonke.Isihloko saleAlbum sithi Intandane,eyango 1984.Ngangisemncane kakhulu la,sinokuhlala sixoxe ngomaskandi ngaleda skhathi💓💓
Bafo ubomtshela ubaba uSthole ahambe ayofaka umculo wakho online Kuma digital stores ukuze uzomkhokhela Uma enze kanjalo nalona esesawufaka uyokhokhela yena awufake impela ngobuningi ukuze azothola ama subscribera
@@southafricanmusicjoy. Siyabonga mfo ukukhumbuza le genge efike muva emculweni ukuze izowazi ukuthi wawuyinto enjani kungakaculelwa uku-trenda. Uqinisile impela amacwecwe Omthenjwa ayashoda kuma-online platforms, ku-Apple Music cishe kuna-3 kuphela.
Bayaphoxa nje kodwa nabaculi bakithi nabaphathi babo, uyazi ukuthi uMgqumeni khona ewumculi wamanje, kodwa umculo wakhe awukho kuma-platforms ngobuningi bawo.