Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
UMfundisi Ngidi uvele ashaye ngezimfishane ashiye kusemnandi, and into engimthanda ngayo uyakwazi ukugcina izintshumayelo zika Shembe 🙏 ukwazi ngisho ukuchaza ukuthi lentshumayelo yenzeka ngamuphi unyaka inyanga usuku iskhathi even i weather ukuthi yayinjani.
Lomfundisi kaShembe uyincithabuchopho yasezulwini, sengathi nathi singafunda kuye, futhi sizisondeze kuye sizofunda ngokwasezulwini❤
Inyama Yami Ikhathele 😔 UMoya Wami Uzovuka Wembathe inyama entsha eyy Thixo siyabonga #UShembe Akafi❤❤❤
Ungu Nkulunkulu impela Nyazilwezulu ⚡🙏 konke okwakho kuhlukile akufani nokwezinye izinkonzo nokwenza kwakho okwase Zulwini 🙏
Baba Dlakadla kungani u Rev Shozi enqamukile
Mhlwazmamba ayshayeki #Sengiwokhele LoMlilo akekho oyowu Cisha ayy ayyy siyabonga Ngalwezinde
Jehovah oyingcwele 🙏 Nyazilwezulu ⚡🙏
Siyabonga Dlakadla ngezindaba zikankulunkulu wasezulwini ungalozinde. Manazaretha cela ni subscribe kuleli khasi khona uMngomezulu ezoqubeka nomsebenzi omuhle.
Injalo iphuma edunjini❤isfundiswa Sika Bhombela uphaka 2 seconds kube sekwanele
Injalo iphuma edunjini sacela incazelo yalesisho
Nhlalisuthi ka Baba UNyazi Lwezulu kusho ufuzo singathi ngolimi lwabokufika kuthi like Father Like Son ngithemba kuchazeka kahle
Umkhulu baba Nyazi lwezulu uyesabeka
Siyabonga inkonzo emnandi inkosi ikubusise baba
Siabonga mntaka Jehova nesthombe sigqamile kahle ,ibambe kanjalo iNkosi ikubusise
Umfundisi uNgidi ungibekela kamnandi umlando 🤞🙌
Siyabonga 🙏 Dlakadla libalulekile lelifa kithi Siyabonga 👏
Angthandazeli I Nazaretha ngithandazela I Roma😂😂 ayy bakithi izinsizwa ezazinga Mshebi UShembe
Mmmm UMoya Wakho Mawuze Nkosi eyyy siyabonga amadoda ayenesibindi Ngo Shembe idimoni liqhashe
Mmm lenkomo yayizothetha icala elinzima lamakhosi akhothama endulo ayenza okungalungile siyabonga ukuthi UNkulunkulu Waveza Ubukhulu Bakhe njengobani nje olalelwa ngisho imfuyo
Masengimdala ngifisa ukukhula ngifane no mfundisi Ngidi.😊straight to the
Amen ❤❤❤❤
Nguye onguye Jehova wangampela
Mmm sengaze kugayelwe umuntu amabhodlela ebe eswele # ungawuphathi nokuwuphatha umuthi ngesandla sakho uyikholwa uyokufa nokufa
Ngicela esabaVangeli bhuti🙏🏼🙏🏼
Amen 🙏
Amen baba.
Baba wethu Madwe❤ Baba wethu
Siyabonga kakhulu nhlalisuthi
Nangu Mfundisi Ntombela ethembisa uMfundisi Mathenjwa isibhakela sasezulwini (1hour 25minutes 15seconds)😂😂
Dlakadla omkhulu 🙌
🎉🎉❤
Nkos yamakhosi mana njalo Jehova wami
Mmm abayonamathela ONyazini bayosinda kulowo mlilo ayyy asihlaleni njenge Vila yebo kuyi Dwala Elibushelelezi kudingeka isibindi kodwa Yena Ukhona Ukusilekelela masizameni ma Nazaretha sibambe nangamazinyo
Mmm ni Mbikelile UShembe mina eyami ingane iyi Nazaretha eyenu iyi Roma yooo kubuhlungu ukuganiselana ningakhonzi ndawonye
Ngidi🎉❤
Uskhumbule shembe
🎉❤🎉
Amen
Kuthiwe uyaphi umhlangano next week?
I think ejudiya
Judia
UBaba useBuhleni next Week, uyobe esehamba ngosuku ayosho ngalo
🫡🤝@@sifisodladla28
Lakhala kahle organ ayi lulu lukhala li qhibe muntu hlabe lelayo
Uyeeesabeeeka NyazilweZulu uyngcwele Nkosyamakhosi
Kungani ningalibabazi Leli Gama mmm
Unqamuka kanjani manje uShozi
Akakasho uthixo wokhokho bethu kut uyaphi uthe akaphelezelwe eBhizane
Uza eNdaweni yase Mantshangase
Uyobhabhadisa inkosi yeSizwe sakwa Ntshangase 🎉❤
Mmmmmm Shembe
Ivesi Ku rev madondo hai ungenhla
Dlakadla🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Madondo madondo😢