uMgqilazi - inkosi yamavukane

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 9 вер 2024
  • Created with tovid.io

КОМЕНТАРІ • 115

  • @user-pu6ie1hx8q
    @user-pu6ie1hx8q 4 місяці тому

    Mgqilaz bhut❤ khuphuka nkunzi

  • @mthokozisimyeni1217
    @mthokozisimyeni1217 6 років тому +7

    mhla uMdumazi ethuka uMthandeni nathule seniyakhuluma manje futhi umuntu kushaye Mgqilazi

    • @sibusisofano441
      @sibusisofano441 6 років тому

      Nazoke bafo singazwana Mina nawe ukhuluma iqiniso

  • @thokozanindlanzi3440
    @thokozanindlanzi3440 6 років тому

    We mgqilazi shaya vele insizwa iyavikiswa,insizwa yaziwa ngendukuyayo egadlangayo.futhi uwenzakahle ubuye ngoshuni wedlamanzi seskhathele omakhipha namuhla kusasa sebephuphile

  • @samukelontanzi1163
    @samukelontanzi1163 6 років тому +2

    Yakbulala ngqno mgqila,nawe sukotela ku zandla eyncane ,ngoba bungeke nje shaye ngoma njabulse bathand bomculo kamaskandi. Ave zophasha shame n ungezans ngengoma Ku Mdumazi boi,unjalo nje kompela stayela ska Khuzani weeeeeeeeeee

  • @traceofficial2889
    @traceofficial2889 6 років тому

    Muhle umsebenzi Mgqilazi mfana futhi ushaya kahle mawushaya iGoso nikhulisane yinina amaqhawe akusasa..

  • @msawakhemhlonipheni8686
    @msawakhemhlonipheni8686 6 років тому +1

    Kuloshuni uhamba yedwa umfoka msholozi awuzwe nje into ethule kanjani ephuma emlonyeni uzwe i beat yalengoma shaya mgqilazi wedixa unamandlangaphezu kwalezinsizwa up ibhova lachamisela umhlaba wonke

  • @phindilmagayeomuhle9465
    @phindilmagayeomuhle9465 6 років тому

    Wemgqilazi ndini wena cula knje....kancane nkosazane ....uyakwazi nje weeeeh usindwa umthwalo womona

  • @ThuDope_SB
    @ThuDope_SB 6 років тому +2

    Haibo kahle ngokusukela MDUMAZI

  • @mqatshulo3185
    @mqatshulo3185 6 років тому +7

    Zikhonkotha ehambayo, bashaye BONABENZA bonke banswininizela ngakuwe bayakulandela benjalo...
    UKOPELA NESTAYELA SE NDLAMLENZE ENJALO

  • @syabulelandlovu2947
    @syabulelandlovu2947 6 років тому

    Izinsimbi kanye nezwi kuhle kakhulu.
    Uma nje engashaya ingoma eyakhayo , ang`thandi uma umkhonto usugwaza ekhaya...
    ENkomokay`xoshwa Asikwenzi Lokhu..

  • @mzwandilesikhakhane7573
    @mzwandilesikhakhane7573 6 років тому

    ayi susangene mgqilazi wani yena lona Siyalazi igoso thina MDUMAZI ZANDLENCANE wena ubani

  • @ntandopraisegod6945
    @ntandopraisegod6945 4 роки тому

    uyanyanyisa mgqilazi funa kuduma ngabantu qal nokwaz nje tdy sekuzwa udelela siisie yawubulal maskandi

  • @msawakhemhlonipheni8686
    @msawakhemhlonipheni8686 6 років тому

    Up mgqilazi wedixa uyinkunzi mfoka Msholozi ngiyakuzwa kuloshuni ufike qathatha lelozwi lelo lingikhumbuza enquthu empofana kwi ado

  • @maleningigcabashe2635
    @maleningigcabashe2635 6 років тому

    Ewuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuu bashayeeee Mgqilazi wedixa

  • @okuhlemajoka2110
    @okuhlemajoka2110 6 років тому

    Ungasho nje muthanda uyashaya kuno Mdumazi

  • @okuhlemajoka2110
    @okuhlemajoka2110 6 років тому +1

    uyashaya uMgqilazi aikho futhi ingoma ka Khuzani ayifudumezile mawazi ukt yini ukufudumeza bt ngeke alunge ke kwi goso

  • @thokozanimthabela2571
    @thokozanimthabela2571 6 років тому +1

    Thandanani nsizwa yangakith eMsinga angaz uyivusaph lensizwa eshaya kanje ngyaythanda impela kodwa lokh esikwenza angbon iyolunga kuMdumaz usemavava kulendima

  • @mzamomcambi420
    @mzamomcambi420 6 років тому +4

    Uzunehlula noma senimaviyoviyo uMdumazi Bafana Bami

    • @sikhumbuzombewana1451
      @sikhumbuzombewana1451 6 років тому

      Kwatela ntsizwa lapho ekukwateleka khona uvele nawe,nabo baakwatela..as long wazi ukuthi ikhona inkunzi engentla kwakho..okuyiyona kuphela engazange yahlokoloza muntu,loko kwafakazelwa yindidane,kwafakaza nenkampani ekuyona kumanje..abanye nje bashaye akunalutho.lool

  • @mzwehkhalathi1825
    @mzwehkhalathi1825 6 років тому

    ungikhumbuza ibhova fana kodwa ai ukusukela bantu bengenzelutho fana

  • @mcabangelenimhlongo9163
    @mcabangelenimhlongo9163 6 років тому

    Up Njomane up Khulemini Dlomo ngakufanisa nebhubesi wena wasemhlathuze ngokuthwala lezinto mxm kuvelaphi ke lokhu okukotela kuwe nxa

  • @syabongawellbeloved2956
    @syabongawellbeloved2956 6 років тому +4

    Waaaah usubhayizela ensizweni manje omdumazi uzophasha

  • @nyamelamabuza3671
    @nyamelamabuza3671 6 років тому +6

    Go Mdumazi go!

  • @khwezingubane9573
    @khwezingubane9573 6 років тому

    kahle ukukopela mgqilazi.ungazosi BORAHhh

  • @simbongilealondwe9203
    @simbongilealondwe9203 6 років тому +1

    Kuzwakala sengath lengoma iqonde kuMdumazi nje. ..Ai loMgqilazi uyahlomeka sengimubonile

  • @siphelelekweyama7528
    @siphelelekweyama7528 6 років тому +1

    Khuphuka maan Mgqilazi suka suka kdwa suyabheda ke mawugadla kuzandlencane ndoda kepha ingoma intekhona lakuwe

  • @vuyotervin6292
    @vuyotervin6292 2 роки тому

    Up lapho Mgqilaz

  • @delanimadonsela8156
    @delanimadonsela8156 6 років тому +1

    Aw'hlabe Nkabi kyavuma(1)

  • @nhlakahmthobi701
    @nhlakahmthobi701 5 років тому +1

    Khuphuk nkabi ngyakuzw

  • @nosmilomkhonzamelus5367
    @nosmilomkhonzamelus5367 6 років тому

    Thina siyabonga ngobuntu bengoma azibuye masisweni

  • @sthembisosikhakhanes.ssikh2127
    @sthembisosikhakhanes.ssikh2127 5 років тому

    wakhumbuza ibhova mfana ngyabonga mgqilaz

  • @bhekimthembu567
    @bhekimthembu567 6 років тому +2

    Ngiyezwa ukuthi uyambuza ukuthi wayelithukelani iGcokama. Wena ungenaphi lapho, wena umthukelani wenzeni kuwe? Nawe uyakotela nje, ufunakuthandwa yi Blue ne Red Nation.
    Ufudumeze ingoma ka Khuzan unjalo nje.

  • @lunganisimanga9415
    @lunganisimanga9415 6 років тому

    wayona ngokusukela abantu, kanti bengithi uza kahle

  • @lungisanizondi2537
    @lungisanizondi2537 5 років тому +1

    khuphuka Mgqilazi elapho ingoma

  • @sizwewisemanmhlanga5270
    @sizwewisemanmhlanga5270 4 роки тому

    Uphaphela uMdumazi wena

  • @nduduzocomfort6267
    @nduduzocomfort6267 6 років тому

    Uyeyusa Mfana kodwa uMdumaza ungenhla kuwe kodwa ngizokuthenga

  • @darlingtonlulama9186
    @darlingtonlulama9186 6 років тому

    uyanya wena ufuna uDumo ngeGcokama lizoku bhuquzisa nge voice mail uyosho uthi ngasho wudonti nje kuphela khuphuka wegcokama uyinkosi yomSkandi bonke nje bangena ngawe emculwen... caa mfana ngiyakuvuma mina noma nje abano mona bengavumi ashilaaaa demad thatha Duyaz... kuyehlela vele sebevumile laba kusho mina umlandeli wakho omukhulu kakhulu bacula ushuni wenkani bonke laba

  • @jabumasikane5458
    @jabumasikane5458 6 років тому +1

    qinisa mqgilazi kuyezwela impela unganaki abantu

  • @khuzanikhumalo8797
    @khuzanikhumalo8797 4 роки тому

    Ngabe kwakulungela yazi 1 ukuba wacula ngezwi lakho wayeka izingoma zebhova , 2 ngzokuphuca le USB ebezingoma zeBhova ngbone uzocula uthini , 3 ukubani awukoteli kuMdumazi , 4 kuphi okwakho???

  • @wendycele459
    @wendycele459 6 років тому

    siyaphoxeka singabalandeli bakamaskandi lento yamavukane afikanodlame ufikanje wena usutshela abantu kuthi bayabhimba kwahlebo wena sazokushisa insimbi boy usemncane `kushomina ngisho kuwe`

  • @thamiemagolide4618
    @thamiemagolide4618 5 років тому

    Kona bandla uyacula inkinga yakho unenhlamba sies

  • @skhebeleshemdletshe8398
    @skhebeleshemdletshe8398 6 років тому

    Qhubekushayinsizwa ngengoma kushominu S'khebeleshe eHluhluwe EMdletsheni sgodi

  • @sibusisoradebe7008
    @sibusisoradebe7008 6 років тому +2

    Uculakahle lobafo gadla lapho ufunakhona wendoda engabe uyokhona ukuvika basebefikile labobantu

  • @sphamandlamenyuka9669
    @sphamandlamenyuka9669 6 років тому +1

    Ngithanda um kunjen manja ,mgqilazi ngiyayithand lento

  • @mvelombali480
    @mvelombali480 6 років тому

    Lo bafo uyamthanda futhi uyamlalela uKHUBA kodwa ubanjwe ukuthi ungowaseMdletsheni kodwa ngokuhamba kwesikhathi uzoziveza ngiyosh ukuthi ngasho

  • @sibongisenimakhaye7682
    @sibongisenimakhaye7682 6 років тому +1

    Weeeee ubonabenza nawe suyenza ubheke ungabishi boy ngeke ube inkunzi wenza nje mnxxxxxxxxm

  • @snethembagoniwe6174
    @snethembagoniwe6174 6 років тому

    Mncane ngengoma ku Mdumazi mfana ngempela

  • @sanelentobela6535
    @sanelentobela6535 6 років тому

    ufika nje usuyadelela? Uyimvumamvumane kubangan bakho nakobhululu bakho BOY! Ugqilaze bani? Weeeeeeee

  • @bongumusaprosperity8918
    @bongumusaprosperity8918 6 років тому

    Cha mfana uzenza ibhova impela kodwa phela ungabe usuba uyena yonkinto.zama okwakho ndoda yeka ukuba ufudumeza osekuvuthiwe isphiwo somunye esakhe nawe une sakho boy

  • @bhekisisakhumalo9767
    @bhekisisakhumalo9767 6 років тому +2

    Wayphaka impi kungaxatshenwe. Lodoti. Uxubhagwinye

    • @slahlaphakamani6957
      @slahlaphakamani6957 6 років тому

      Mxm yazi wena aikholentoyakho wavele wasukela umfana omncanekanje kunawe uyakuhlula futhi unjalonje vele ukhohle bhutomdala ngeke uze ulunge kuzandla eyncane

  • @thembelaninkwanyana3812
    @thembelaninkwanyana3812 6 років тому

    Ayi uze ngokuphapha lobhuti efika nje uzosukela umuntu mxm ayicika uzosusa udlame nje nxah ungenaphi mawukuthi umdumazi uzibiza ngegoso nxa nokukopela izinto zabantu

  • @nqobilenosipho5450
    @nqobilenosipho5450 6 років тому +2

    yini ngaye vele lo

  • @monwamusa3742
    @monwamusa3742 6 років тому

    Uwubambile mfana ushuni webhova uyamlandelu jaiva

  • @sbusisonala1277
    @sbusisonala1277 6 років тому +1

    Mgqilazi uyashaya

  • @malibongwemtolo2656
    @malibongwemtolo2656 6 років тому +3

    Yaz Bhuti ucula kahle kodwa lento oyenzayo iyabheda . Wakwenzani nje umdumazi nx uzofuna udumo noma uzocula la yeka ukuphapha ndoda

  • @sihlezwane1
    @sihlezwane1 6 років тому +3

    ayi ayi ayi imbi lento ayenzayo lobafo kuphi nje ukungcweka la uma weyisa

  • @khanyisanintshapha5222
    @khanyisanintshapha5222 6 років тому +1

    ilapho ingomaaaaaaaaaaa

  • @conniemahlobo9386
    @conniemahlobo9386 6 років тому

    Cela nimchazele bandla lobhuti ngeke alunge kuBonabenza

  • @mziphineas9367
    @mziphineas9367 6 років тому

    Ay Cha nimtshelile sizwe sakith ninalo impela iqiniso manenza kanje ngeke ngsasho lutho

  • @dumisanimusawenkosi1212
    @dumisanimusawenkosi1212 6 років тому

    udumo ulifuna ngeqhawe ndoda. asazi ukuthi uzoduma na

  • @Assanedavidmbaye1995
    @Assanedavidmbaye1995 6 років тому +1

    eqinisweni emculweni awudumi mawungangcweki mawungancweki namuntu.....

  • @nathidutsha5331
    @nathidutsha5331 6 років тому

    uba wanenzani uMdumazi mavukane, ay niyanyanyisa impela

  • @thobanisithole5021
    @thobanisithole5021 6 років тому +5

    wangiphoxa lo mbhemu

  • @malibongwemtolo2656
    @malibongwemtolo2656 6 років тому

    Engathi angavele akuzibe umdumazi wena nx uyanyanyisa uzofuna udumo ngaye nx

  • @lacostempintshikajehovamyk8652
    @lacostempintshikajehovamyk8652 6 років тому

    umgqilaz wokwenzn yen loo?go mdumazi go #ezegoso

  • @samukelontanzi1163
    @samukelontanzi1163 6 років тому

    Ave namaxok n nnomona baculi wena kaze zoth kwenzen Mdumazi

  • @monwamusa3742
    @monwamusa3742 6 років тому

    Bayabhimba mabebhimba batshele mfana

  • @mbinisenisakhiseni7118
    @mbinisenisakhiseni7118 6 років тому

    aycha uyawcula udoti mgqilaz

  • @sihlengubane918
    @sihlengubane918 6 років тому +1

    Khona sekuthiwa kumele usukele omunye ukuze udume,uMdumazi pho?Hhayi kahle wena,awukho ndawo wena kwiGoso likaMcaphuni wezinkobe zishisa

    • @conniemahlobo9386
      @conniemahlobo9386 6 років тому

      Sihle Ngubane syabonga ngokumchazela ngoba kuyacaca akachazelekile

  • @njabulomtshali6002
    @njabulomtshali6002 6 років тому +2

    uzosheshe aphupheke nje lona cz uyaphapha ucabanga ukut engazi compare noMdumazi mxm

  • @phelelanimkhize3285
    @phelelanimkhize3285 6 років тому

    Khuphuka mfana ka Menziwa kuqwaqwade amadlebe lokhu liyashona ilanga kuzonkenketha namesaka empuphu e hostela la kuhlala khona futhi lento

  • @gbengaowoyomi6491
    @gbengaowoyomi6491 6 років тому

    mnxmmm winsizwa engaka iyashishishiliza udlalelakuNjomane klibi

  • @darlingtonlulama9186
    @darlingtonlulama9186 6 років тому +1

    uMTHANDENI#1 KUMASKANDI #2ONDABUZEKWAYO#3NANIsenizo bona sengiphawulile Mina iJUDGE..

  • @ntuthukobrian265
    @ntuthukobrian265 6 років тому +3

    yIN MANJE LENKAWANA

  • @zifozonkedube864
    @zifozonkedube864 6 років тому +2

    uzombhasha mfanooo njenge puma yase stradini

  • @nhlanhlamvelase9676
    @nhlanhlamvelase9676 6 років тому

    yehlisa ukuphapha bhut wabo

  • @nompilomaphisa5712
    @nompilomaphisa5712 6 років тому

    number1

  • @njabulongubane8020
    @njabulongubane8020 5 років тому +1

    inamandla kakhulu lengoma

  • @skhebeleshemdletshe8398
    @skhebeleshemdletshe8398 6 років тому

    Ilapho Nkunzi

  • @putgodfirstwithnhlakanipho9740
    @putgodfirstwithnhlakanipho9740 6 років тому +1

    MXN ANGSAMLANDELI UGADLA KWEZANGAKUBO EZISEZI NKUNZINI

  • @sporozwane4513
    @sporozwane4513 6 років тому

    Yeboooooo

  • @xolanitradex3330
    @xolanitradex3330 6 років тому

    hhayi lo mgqilazi ucula kahle inkinga ukuphapha kwakhe wenzeni umdumazi? yehlisa ukuqina mfana uzophumelela uma usenza nje angeke sikuthenge thina

  • @thokozanisibisi1835
    @thokozanisibisi1835 6 років тому

    Ubekwe ubani wena uyaphapha ufika

  • @makhosonkedindi4856
    @makhosonkedindi4856 6 років тому

    ja yena ukhomba ukuthi unekhono yena kodwa koba kuhle nje ayiyeke lento oseyiqala

  • @khulanimanatha6572
    @khulanimanatha6572 6 років тому +1

    Bonke bafika kanje akungabi ngathi kuqala ngaye talabha Mgqilazi kishukuthi kuyazwela qinisa

  • @musawenkosikhumalo8517
    @musawenkosikhumalo8517 6 років тому

    hawu isilima lesii au webabo

  • @douglasmfama381
    @douglasmfama381 6 років тому

    Whee😌😌

  • @sihleshaun4934
    @sihleshaun4934 6 років тому

    Aw nawe suyindidane?

  • @intungwa
    @intungwa 6 років тому +3

    Lol okwaphike Lokhu ngathu Bindwe iqatha

    • @sibusisofano441
      @sibusisofano441 6 років тому +2

      Awaz lutho wena ngabe uyathula duuu uyacula lomfana

  • @lethiwexulu2540
    @lethiwexulu2540 6 років тому +1

    HABE! IVUKAPHI? LENKUNZI ESHISA KANJE?

  • @tmanthobani7875
    @tmanthobani7875 6 років тому

    Nina zihlama hlukanani nokuthuka abaculi uyashaya uMgqilazi kuphi okwenu

  • @xolanixulu653
    @xolanixulu653 6 років тому +3

    Awulutho weMgqilazi uzophupha ube udaka lokugcina

  • @okuhlemajoka2110
    @okuhlemajoka2110 6 років тому

    haaaaa indidane uyabheda ke lona

  • @jethroncube4925
    @jethroncube4925 6 років тому

    cha bamfo ungashaya ingoma elolayezo zinadi impela

  • @gbengaowoyomi6491
    @gbengaowoyomi6491 6 років тому

    Wavele wanesdina nje

  • @nqubekomtshali3481
    @nqubekomtshali3481 6 років тому

    Ufudumeza lo ayikho lento

  • @lindokuhlemthethwa3814
    @lindokuhlemthethwa3814 6 років тому

    Manje uzolandelwa ubani

  • @gbengaowoyomi6491
    @gbengaowoyomi6491 6 років тому

    Uxhaphela uzandlencane

  • @dumisanimusawenkosi1212
    @dumisanimusawenkosi1212 6 років тому +1

    awusilutho mgqilazi

  • @Thobane
    @Thobane 5 років тому

    lentambo .. .. ..

  • @xolanixulu653
    @xolanixulu653 6 років тому

    Isithutha lesi