Ukuphupha umqhele |

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 2 гру 2024

КОМЕНТАРІ • 12

  • @QondaniKhumalo
    @QondaniKhumalo 6 місяців тому

    Amen Mphathi wami

  • @GODwitancestorsarBestever
    @GODwitancestorsarBestever 4 місяці тому +2

    Sawbo Paster sibonga kakhulu ngencazelo Go higher Paster

  • @sizakelemyeni4819
    @sizakelemyeni4819 8 місяців тому +1

    Makwande Pastor Weningi🙏😇💫

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  8 місяців тому

      Siyathobeka kakhulu,
      INkosi ikwaluse njalo.

  • @kholisiwemdladla7669
    @kholisiwemdladla7669 6 місяців тому

    Sawubona pastor ngcela ukubuza kuchazani ukuphupha unikeza umuntu osondelene naye umqhele weskhumba

  • @ndumisosicoto4512
    @ndumisosicoto4512 8 місяців тому +2

    👏👏👏👏👏

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  8 місяців тому +2

      Siyabonga kakhulu, mfowethu, Sicoto, INKosi ikwenzele okuhle

    • @ndumisosicoto4512
      @ndumisosicoto4512 8 місяців тому

      @@NufliqOnline 👏👏👏

  • @NqobileMathebula-g7h
    @NqobileMathebula-g7h 8 місяців тому +1

    Sawbona paster plz kusho ukuthinini ukuphupha indlu okuyo phakathi iphephuka thanks Nqobile Mathebula NN

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  8 місяців тому

      1. *Uma uphupha indlu;* wuphawu olubi uma iphephuka; lusho ukuthi uzobhekana nezinkinga nezihibe ezinkulu ezizophazamisa impilo, ubudlelwane, nozinzo nenqubekela phambili.
      2. *Uma uphupha indlu;* wuphawu olubi uma iphephuka; lusho ukunqotshwa yizilingo ezinkulu nokwehluleka ukumelana nezivivinyo ezinzima.
      NgokukaMatewu 7:26 Kodwa yilowo owezwa lawa mazwi ami, angawenzi, uyakufaniswa nendoda eyisiwula eyakha indlu yayo phezu kwesihlabathi. 27 Layithela imvula, kwafika izikhukhula, kwavunguza imimoya, yayishaya leyo ndlu, yawa, kwaba kukhulu ukuwa kwayo!”
      3. *Uma uphupha indlu;* wuphawu olubi uma iphephuka; lusho isifo nokundlula komunye umuntu emhlabeni ngokukhulu ukuzuma.
      U-Isaya 38:12 Idokodo lami lisishuliwe, lasuswa kimi njengetende lomalusi; ngisongile ukuphila kwami njengomaluki; uyanginquma esalukweni; kusukela emini kuze kube sebusuku uyangiqeda.
      4. *Uma uphupha indlu;* wuphawu olubi uma iphephuka; lusho ukwaliwa, ukubhidlika komshado, nokuphela kobudlelwane nomndeni wakho ngenxa yeziphambeko zakho.
      IzAga 11:29 Okhathaza indlu yakhe uyakudla ifa lomoya, nesiwula siyakuba yinceku yonenhliziyo ehlakaniphileyo.
      5. *Uma uphupha indlu;* wuphawu olubi uma iphephuka; lusho isikhathi sengcithakalo ngenxa yesijeziso nolaka lukaNkulunkulu.
      AmaHubo 135:7 Ukhuphula izinkungu emikhawulweni yomhlaba, wenza imibani kube yimvula; ukhipha umoya ezingotsheni zakhe.
      UJona 1:4 Kodwa uJehova waphonsa umoya omkhulu elwandle, kwaba yisiphepho esikhulu elwandle; kwacatshangwa ukuthi umkhumbi uyakwaphulwa.
      6. *Uma uphupha indlu;* wuphawu oluhle uma ingaphephuki; lusho ukuthi ukholo lwakho lwakhelwe phezu kweqiniso nesisekelo siqinile futhi angeke uwe ekukholweni ngenxa yizilingo, nezivivinyo ezizayo.
      NgokukaMathewu 7:25 Layithela imvula, kwafika izikhukhula, kwavunguza imimoya, yayishaya leyo ndlu; kepha kayiwanga, ngokuba yayisekelwe yidwala.
      7. *Uma uphupha indlu;* wuphawu oluhle uma ingaphephuki; lusho ukuthi ukusinda kukubi komuntu ebangwa nezibi, namandla okumelana nezihibe nokunqoba izinkinga ezinkulu, nobumbano oluqinile kwabathandanayo noma emndenini olungeke luphazanyiswe ukufika kwezinkathazo.

  • @EvelynMtshweni-w2u
    @EvelynMtshweni-w2u 8 місяців тому

    Uphupha umama asinda idlu ngedaka