REV MLUNGWANA EBUHLENI

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 16 лют 2021
  • #mondlimsanemedia

КОМЕНТАРІ • 39

  • @thokozilehappy5060
    @thokozilehappy5060 2 роки тому +5

    Olwethu uNyazi1000%

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 3 роки тому +8

    Ngonile ebusweni bakho,nasebusweni bezulu. Aw Nkosi sikhumbule Shembe Noma Sona imihla yoke Kepha siyakuthanda Nkosi Sona ingoba sizingane ezingazi.yiba nathi Thixo waseZulwini likaShembe

  • @nkululekomkhwanazi8678
    @nkululekomkhwanazi8678 3 роки тому +9

    Kade ngangiyifuna le intshumayelo...iminyaka neminyaka. Sengize ngayithola. Siyabonga mfowethu ngokusizwisa.

  • @thamazibs3685
    @thamazibs3685 3 роки тому +5

    Injalindaaabaa!!

  • @oswaldnomnqa8830
    @oswaldnomnqa8830 2 роки тому +5

    Singethule ayibo bantu nonke akusiwo amanga lawa ukuphila lokhu musani ukuyibukela kude lento eshumayelwa la uShembe uThixo wangempela

  • @cebomakhaye2510
    @cebomakhaye2510 3 роки тому +7

    Lapho esevusa khona uNdabezitha ngesihlabelelo🤣

  • @SishiThami-ez6ip
    @SishiThami-ez6ip Рік тому +3

    Siyamkhumbula Nkosi umfundisi wakho Baba sicela ukubanaye ngo mhlangano ka July .

  • @dellybrenda1698
    @dellybrenda1698 2 роки тому +1

    Uze ungikhumbule Nkosi yamakhosi NyazilweZulu

  • @SaneleMaphumulo-kt3zw
    @SaneleMaphumulo-kt3zw 11 місяців тому +1

    Shembe usikhumbule usigcine nonyazi lwezulu lusibheke lusithande

  • @nomsangubane836
    @nomsangubane836 Рік тому +1

    😂😂😂😂kodwa Mfundisi weNkosi ngivuse Nkosi Kade ngilele

  • @nkululekomkhwanazi8678
    @nkululekomkhwanazi8678 3 роки тому +3

    Ubani le ndoda eyayihlafuna...?

  • @nomsangubane836
    @nomsangubane836 Рік тому +2

    UZE UNGIKHUMBULE NKOSI 😢

  • @nkululekomkhwanazi8678
    @nkululekomkhwanazi8678 3 роки тому +2

    Iyiphi le nkonzo yasekuseni umfundisi akhuluma ngayo, athi uyabadabukela abangayizwanga. Sicela nisipha yona bakithi?

  • @networkmarketingbesness381
    @networkmarketingbesness381 3 роки тому +4

    Ngibingelele ngicela usizo ukuthi ngingenza kanjani uma kunje indaba yami kanje ngo 2015 ngiphuphe mkhulu nginika skhwama somuthi wangiphuca mama wathi uma ngike ngasithatha ngiyohlupheka ngize ngiyofa into funa ngimenzele yona ngimakhele muzi wangibonisa nalomuzi awufunayo emva kwalokho ngahlukana nomuntu ngangizwana naye ngendlela ngingayiboni ngaqala ngaya kubantu basizayo zaqala zinto zangibhedela kuze kube yimanje kuthe last week ngaphupha shembe ngifaka manzini waqeda wakhipha enye into ngaphakathi wathi kukhipha ukufa lokhu kudala kukuhlupha ngakusasa ngaphupha mama lungisa indlu bangimbuza kuthi y wathi ulinde shembe uyeza uzophuza naye itiye sandleni sami sakwaryt ngiphethe mali ningi ngamaphepha bekungathi ngiyinikwe ushembe namuhla ngiphuphe ngibona maqanda nkukhu amhlophe qwa qwa emaningi ngyaxolisa kuba mude kodwa yinde lendaba ngithathe nje lokho nalokho mama no mkhulu basekho mhlabeni

    • @mondlimsanemedia2562
      @mondlimsanemedia2562  3 роки тому

      Amen cha udabalwakho ngilubona lulukhulu mntakanhliziyo Mina ngicabanga kuthi munendlela yokubonana noShembe ungenza kanjalo ngoba ithinta Abantu abangasekho noShembe phakathi.. ngicabanga kuthi ulubike kuye khona uzothola into eqondile

    • @malusimkhwanazi3147
      @malusimkhwanazi3147 3 роки тому +1

      Ntakanhliziyo kumel uyokhulum noNyazi lweZulu

    • @noziphontini1821
      @noziphontini1821 3 роки тому +1

      Hamba kubaba unyaz impendulo uzoyithola

  • @reginasimelane2595
    @reginasimelane2595 3 роки тому +3

    Hawu yanwamuka sicela usiqhubele yona