Ukhozi FM TV: Ingoma Ehlukanisa Unyaka Car Handover - Mthandeni SK

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 7 лют 2025
  • Umsakazo Ukhozi FM uphethe umkhankaso weNgoma Ehlukanisa Unyaka ngegiya eliphezulu, ngokuklomelisa lowo wengoma eyahlukanisa unyaka ka-2024/25 ngonyanyavu lwe Polo ka 2024 elisha ceke. Ukhozi FM lubambisene ne Black Mobile ebingabaxhasi bomkhankaso wengoma ehlukanisa uNyaka.
    Bekukuhle kudelile ezindlini zomsakazo ngomhlaka 24 kuMasingana 2025 lapho uMthandeni SK wengoma ethi Gucci ft MaWhoo ezihambele nomklomelo wakhe, wonyanyavu lwemoto entsha.
    #UkhoziFMTV #IngomaEhlukanisaUnyaka24 #MthandeniSK #UkhoziFM

КОМЕНТАРІ • 7