Це відео не доступне.
Перепрошуємо.

Umsebenzi nokubonga abadala noMvelinqangi

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 2 тра 2022
  • Thokoza,
    Ukubonga kuMvelinqangi yinto enhle. Kodwa uMvelinqangi akenzi izinto yedwa. Sithini ngalabo abasizala basikhulisa, labo abeza ngaphambi kwethu kwaba yibo abavula indlela? Okunye okungaphezulu kwalokho, ungasho ukuthi uyabonga ngomcebo kanye nempumelelo eyatshotshwa?
    Ezinye izinhlanga zona zifaka amadlozi azo uma kwenziwa imicimbi yokubonga kodwa thina asikwenzi lokho. Kungani?

КОМЕНТАРІ • 31

  • @simisomsibi5458
    @simisomsibi5458 2 роки тому +5

    Baba wami ongizala emoyeni🙌🐆🙌🕯, Makwande Mtomdala. I'm blessed by your teachings, makwande

  • @lindizwane532
    @lindizwane532 2 роки тому +3

    Wayinemba Mumbo!🙏🏽

  • @bettytwala3350
    @bettytwala3350 8 місяців тому

    Sawubona baba 🎉

  • @nomvulanxumalo8713
    @nomvulanxumalo8713 2 роки тому

    Asibonge Khabazela💓🌹

  • @nomsaledwaba8931
    @nomsaledwaba8931 2 роки тому +4

    Gubhela, may I humbly request that you improve on volume please.

  • @sibusisomagwaza7597
    @sibusisomagwaza7597 Рік тому

    Powerful!!!!

  • @thobekileradebe4364
    @thobekileradebe4364 11 місяців тому

    Siyabonga nge mfundiso osipha yona

  • @user-zc2qv1mq7u
    @user-zc2qv1mq7u 10 місяців тому

    Amen

  • @thukumthakathimanzini4371
    @thukumthakathimanzini4371 2 роки тому +1

    Babu Mkhize,ngibone abantu abasondelene nami behlelwa yizinto ezimbi.Uma beya kogobela,afike ugobela ayikhombe kubo ukuthi ababongi ngakho abadala sebehlisa ulaka.Luyinkinga ulaka lwabadala uma selwehla lwehla kuxege iblukwe endodeni.Abazali kumele bazi ukuthi uma bengabonganga kulokhu abakuphiwe bekucelile emhlabeni,isikwenetu sosala sihlukumeze izingane zabo.

  • @dumi4ever
    @dumi4ever 2 роки тому +1

    Izihloko okhuluma ngazo Baba zihlala zisivula amehlo. Akwande Khabazela

  • @sharingfamspace3156
    @sharingfamspace3156 2 роки тому

    SiyaBonga baba

  • @vivianokeswa488
    @vivianokeswa488 2 роки тому

    Baba, Siyabonga ngeziyalo ezinhle siyakhula njalo njalo.

  • @bulie8233
    @bulie8233 4 місяці тому

    Msebenzi we bekile zekhaya wenziwa njani 6:5
    7:02

  • @nelisiwesimelane2346
    @nelisiwesimelane2346 2 роки тому

    Sawubona khehla mina ngathenga imoto kodwa umuntu owangicazela wathi ngingahlabi ngoba mawuhlaba uzibizela ukuthi ikuginqe wathi ngithemge inyama ebhusha genzengayo bese ngenza ukhamba ngithathe amavovo ngiyifafaze ngawo ngiqalile ngasebenza ngithutha izingane kodwa impumelelo yalokho angizamge ngiyibone kunanhlanje imile ayisebenzi

  • @lindamakaza3628
    @lindamakaza3628 2 роки тому

    Onedlebe uyezwa bantu bakithi siyabonga Mkhulu Khabazela.

  • @zolekapotwana376
    @zolekapotwana376 4 місяці тому

    Mkhulu Khabazela. Ngisacela ukwazi ukuthi ngingenza njani ukuthi ungihlolele nge whattsapp noma online? Ngiyaludinga usizo lwakho. Ngihlala egoli

  • @sheltermkhwanazi93
    @sheltermkhwanazi93 2 роки тому

    Thokoza Mkhulu ngifunda okuningi ebengingakwazi ngiyabonga Mkhulu

  • @nthabisengmwelase931
    @nthabisengmwelase931 Рік тому

    I feel so bad ngimikise ingane eskolweni mkhulu beyigade. I fake intambo njengazo zonke ingane kodwa u Thishanhloko wathi asuse lento akayamukeli eskolweni sakhe. Kodwa izolo ngibona enye ingane igcoke Isphandla sesiyaphela no kuphela. Kodwa emhlabeni 😭😭

  • @walterngcobo2161
    @walterngcobo2161 2 роки тому

    I always dream Repeat Martic
    and think wat if I fail this time around?

  • @phumzilemntambo5262
    @phumzilemntambo5262 2 роки тому

    Sibonga ukuvulwa amehlo baba uKhabazela ngoba sibonga kakhulu emasontweni

  • @freddymakua4157
    @freddymakua4157 2 роки тому

    I need your books but it wil be hard to read zulu I can hear when u talking. I

  • @arndilesamela9437
    @arndilesamela9437 Рік тому

    Baba ngyabonga ngoku nhifundisa isizulu ngihlezi ngilalele inkulumo zakho

  • @vivianokeswa488
    @vivianokeswa488 2 роки тому

    Mkhulu mina ngiphupha ngise manzini omfula, kwesinye isikhathi ngiphuphe ngihamba phakathi nendwawo lapho kuhlangana ulwandle nomfula. Njalo nje mina ngihlezi ngiphupha amanzi. Kusho ukuthini lokho? Ngiyabonga

  • @sihlaziyaamaphuphoabantu3033
    @sihlaziyaamaphuphoabantu3033 2 роки тому +1

    Ngifakile baba email ngesihloko engifisa ukhulume ngas

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 2 роки тому +3

    UNkulunkulu mdali uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:29.

    • @sphamandlapearce2460
      @sphamandlapearce2460 2 роки тому

      Uyokutshela yini Uma esebavusile?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 роки тому

      @@sphamandlapearce2460 Noma kanjani.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 роки тому

      @@sphamandlapearce2460 Impela ubaba wethu uzosazisa izindaba ezimnandi kangaka.

    • @umbusongcobo8039
      @umbusongcobo8039 2 роки тому

      Kusho I Bible not uMvelinqangi.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 роки тому

      @@umbusongcobo8039 Mbuso ibhayibheli lithi liphefumulelwe uNkulunkulu 2thimoty 3:16-17,nakuba asebenzisa abantu ukulibhala kodwa abakubhala kwakubuya ku Nkulunkulu not kubo 2PETER 1:20-21,yingakho ibhayibheli lithi liyizwi lika Nkulunkulu Psalms 119:105,John 17:17,Hebrews 4:12.

  • @nonkululekoncube4427
    @nonkululekoncube4427 Рік тому

    Bhedlindaba wayihlaba esikhonkosini le eyokugezwa ngibuhlungu ngoba akekho oyake azibuze ukuthi singamaZulu let alone umuntu omnyama ukuthi koze kubenini isizwe singaboni ukuthi sizalwe sakhula kunesiqalekiso se Nkosi uShaka ngezwe lethu kepha akekho noyedwa ngisho amakhosi akhuluma ngokushweleza nokugezwa esizweni nesikhali esabulala iLembe mina ngizalelwe elokishini kodwa yangithinta le eyesiqalekiso ngoba ngiye ngibone ukuhlupheka kwethu black people ngisho nethuna lika Shaka alinakiwe lapha likhona eStanger kuhlala noma ubani phezu.kwalo ngiyabonga