BROTHER ENIGMA'S REVELATION (PART TWO)

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 11 гру 2024

КОМЕНТАРІ • 341

  • @sydneygumede6156
    @sydneygumede6156 2 місяці тому +34

    I thank God for Brother Enigma for listening and obeying our Lord Jesus Christ. His message is not edited, uyikhuluma njengoba injalo from Jesus Christ. Mina angididekile nakancane ngomlayezo ka-Enigma. UJesu ukhuza ibandla lakhe and we need to say 'Amen'

  • @shangenozipho1061
    @shangenozipho1061 2 місяці тому +26

    Siyabonga baba Zwane, lendaba Ka brother Enigma ifuna UBE umuntu osensative kwezikamoya.... Ukunaka okwenyama kungukufa kunaka komoya kungukuphila....ubuhlungu engibuzwayo kuthi abantu abangamuzwa kakhulu abazalwane kodwa abantu abangakholwa bavumelana naye brother Enigma. JESU SIVULE AMEHLO KAMOYA NAKHU SIZOBHUBHA NGENXA YENKANI.

    • @tilly6623
      @tilly6623 2 місяці тому +2

      Mina ngime ngelithi abangalifundi iBhayibheli bazokholwa ukuthi usenzo ukhahlela amakhanda abantu awanikiwe ukuthi awakhahlele esihogweni.Kanti nafundiswa ni eSunday School,emaklasini asezinkonzweni.Hayi umuntu ongafundi ofunzwayo uba nengqondo ebuthuntu akacabangi uyoya esihogweni namaxoki.Fundani ngiyanicela.Kukhona nabeqa amavesi ngamabomu.

    • @londiwegloriampila9651
      @londiwegloriampila9651 2 місяці тому

      ​@@tilly6623hawu akasiye wekuqala baningi labafe bavuka basho kutsi labo bantfu basesihogweni banikwe tinhloko tebantfu batikhahlele.

    • @tilly6623
      @tilly6623 2 місяці тому

      @@londiwegloriampila9651 Do you really believe that?Your teachers will be very disappointed to have produced umuntu ongafundi ofunzwa yonke istupidity.

    • @princesungula5750
      @princesungula5750 Місяць тому +1

      Bazalwane ngiyanibingele nonke.
      Once we start approaching the word politically, we will miss the point. Let's try not to mix the word nezinto ezivela manje ezizondlula.
      Lidala izwi, libe khona kungakabi nalutho emhlabeni.
      Bengizothi mina uma sisindiswe ngempela asibi yinxenye ye poletiki ese vangelini.
      Social platform continue to distort the message of the gospel.
      Let dwell in his word, ngoba ezinye zezinto engizizwa la ziqgutshwa yinyama.
      Amen

    • @tilly6623
      @tilly6623 Місяць тому

      @@princesungula5750 Please read your Bible.Ngeke weduswe.Politics yenye into altogether.Pray to your God,too.

  • @nonkanyisokhayisa
    @nonkanyisokhayisa 2 місяці тому +6

    I concur with Brother Enigma's revelations, lately the Holy Spirit has been speaking to me. Ngaze ngayekiswa ukuluka ngagundiswa even my dread. Ngayekiswa nail polish , make up. I thank God for this platform. I was told to be natural. Kumanje ngagunda nginezinwele zam ezi natural. . The Holy Spirit speaks

  • @JohannesMakhura-gp8cs
    @JohannesMakhura-gp8cs Місяць тому +2

    Thanks Ps Zwane I am Mopedi speaking person I understand and agree with what Ps Enigma's revelation. He is not preaching to us but reminding about the old time religion that we use to live and preach but now people are comfortable in wearing trousers going to church hei go Bouma my brother, Jesus remain the same.

  • @nondwe5573
    @nondwe5573 2 місяці тому +36

    Wow,wow so emotional right now,,what a blessed morning,,😭🙌something is happening to me spiritually,,I thank my Lord Jesus for bro Enigma,,his revelation has helped me in so many ways,, njengale yokundihlanganisa na le channel with Powerful men of God,
    Hayi nehleliwe ngamazulu zinceku for such as time as this,ukuthi nimele iqiniso nimele uJesu wethu,animelanga Enigma bab'uZwane nimele iqiniso elikhulunywa nguye,,Awu Jesu,the excitement you have while listening to others was the one I felt,I cried..
    It's time to embarrass the kingdom of darkness, let us speak the truth and shame the devil❤🙏🙏🙏Hallelujah

  • @SophySdudla
    @SophySdudla Місяць тому

    Really im addicted to Jesus and His Commandments let the Glory be to God.may God bless you. Siyanithanda kakhulu baZalwane

  • @SifikileMthimkhulu
    @SifikileMthimkhulu Місяць тому +1

    Siyabonga kakhulu bafundisi ukusivula amehlo uNkulunkulu uyakhuluma shuwa noma lakubani besisuke sambukela phansi u brother Eginima sacabanga ukuthi uNkulunkulu mele aziveze ngomuntu odumileyo siyaxolisa kulokhu

  • @NonsikeleloaliceTshazi
    @NonsikeleloaliceTshazi 2 місяці тому +12

    Amen bangcwele siyabonga unkulunkulu osithanda kangaka osikhumbuzayo.ukugcina imiyalelo yakhe nokuthi simkhonze njani sigqoke njani sidle njani iyooo kuningi ngyabonga mna ngilahlile izinwele amwikhi imakeup konke okumelana nentando kankulunkulu ngyambonga unkulunkulu osivusele brother Enigma ngifuna ukuya Ezulwini mina iskhathi esikuso akusosikhathi sokumamela umuntu esokuzwa umoya oyingcwele uthini ukuthi AMEN

  • @ZamaMazibuko-u4e
    @ZamaMazibuko-u4e 2 місяці тому +10

    Siyabonga Mfundisi ngempela mina ngsizakele ngo brother Enigma uma ngimlalele uMoyongcwele wakhomba kimi into bengithi ayisiso isono 🙏🙏uthunyiwe loBaba

  • @harrietndlovu6531
    @harrietndlovu6531 2 місяці тому +10

    By the end if the day brother Enigma is not the first one to come with this kind of revelations. Remember holiness comes across as judgemental ,and people of the world will always get angry because their minds are not renewed. As Christians we must avoid arguments

  • @thandomaphumulo1385
    @thandomaphumulo1385 2 місяці тому +12

    Brother enigma is warning people to come to jesus and come out of the evil or cult churches.Those who have an ear must listen.

  • @joycemthethwa7611
    @joycemthethwa7611 2 місяці тому +14

    Bab Mkhumalo siyabonga kakhulu ukuthi nilimemele izwi Lika Nkulunkulu 🙌🙌🙌

    • @annahmotsa7182
      @annahmotsa7182 2 місяці тому +1

      I love him babe Khumalo.. usisitile kuletinkhulumo.. Wwee litisala libandla nebafundusi.. shame shane...😢😢😢

  • @thembasaon1258
    @thembasaon1258 2 місяці тому +7

    Amen bazalwane brother enigma siyabonga isibindisakho kudala silindile amadoda anjengawe azozidela ngenkosi UJESU KRESTU.

  • @SibongileGwelana-yd6rl
    @SibongileGwelana-yd6rl Місяць тому +1

    This man Enigma is powerful,also Rev Zwa ne n house of Revrents be beblessed ,thanks for Protecting from fainth vultures amen .

  • @joycemthethwa7611
    @joycemthethwa7611 2 місяці тому +6

    Ngaze ngabusiseka ekuseni Bab Zwane UNkulunkulu uyakusebezisa kulezinsuku zokugcina ngiyayithanda ivangeli lakho God bless you and akufihle 🙌🙌

  • @fikilemonicakhumalo4628
    @fikilemonicakhumalo4628 2 місяці тому +2

    Oh thank you mfundisi Zwane ngijabula kakhulu ukuthi uhambisana naso isambulo sikaBro Enigma.Ngikhathazwa abazalwane abasiphikisayo lesisambulo.Ngixakwa ukuthi kungani singabazalwane siphinde siphikisane sodwa.Oh my God .Wow wow wow kwaze kwathi angikhale ngenxa yenjabulo mfundisi haaawu .Ameeeen.Kodwa Mangethe!!!!.Ngiyambonga uNkulunkulu ngawe.

  • @Msirana_87
    @Msirana_87 2 місяці тому +12

    TO GOD BE THE GLORY ndifundile enkosi PASTOR PHELELANI & PASTOR ZWANE

  • @thulilentombela8784
    @thulilentombela8784 2 місяці тому +4

    Wow, I'm so blessed ngalezinceku eziphendukayo nezimthandayo kangaka uJesu. PRAISE THE NAME OF JESUS.

  • @NokuthulaNkosi-ut5bu
    @NokuthulaNkosi-ut5bu 2 місяці тому +2

    Siyabonga Kakhulu 🙏🏽
    Chubekani njalo, this is the conversation that we need as Christians 🙌🏽 Siyabonga.

  • @ThokoMchunu
    @ThokoMchunu 2 місяці тому +3

    Awu Bab Zwane ,I really thank GOD for you,,onendlebe makezwe,,uthi UJESU engikushoyo angikusho kini nonke,ngyabaz engibakhethile, thank you for this revelation 🙇🙌🙌🙌

  • @thembasaon1258
    @thembasaon1258 2 місяці тому +6

    Bazalwane baningi abantu ujesu krestu ababonise imibono akayedwa brother enigma akesimbonge unkulunkulu ngalomusa amen

    • @AthobekileXesha-ep1fe
      @AthobekileXesha-ep1fe 2 місяці тому

      Yes baningi Even if ibinguRebecca Lo okhulumayi bebezovuna ngoba. Bayamazi

  • @nokuthulanxumalo6160
    @nokuthulanxumalo6160 Місяць тому

    Baba Ntshosho, ukhulume wageqa amagula ngikuzwe kahle ungikhulisile kwezikamoya o brother abakhulumayo besengigcwele ngibonga u Jehova okusebenzisile ukuthi usitshele God bless you

  • @nomkhosimashile2942
    @nomkhosimashile2942 2 місяці тому +2

    I have not even finished but so far after any hour I like what iam hearing. Thank you for the TRUTH Bafundisi.

  • @nqobilelerato2167
    @nqobilelerato2167 2 місяці тому +2

    Amen bazalwane,syabonga kakhulu ukubona ababiziwe ngegama likaJesu beyimela kakanga iNkosi yabo…asiqhubekeni kakhulu bazalwane
    BabuZwane syabonga kakhulu ukuba khona kwenu kusiphi amandla okuqhubeka kakhulu iNkosi inibusise siyaphimbili asibuyeli emuva 🙏🏻🙏🏻🙏🏻uNkulunkulu wethu ungaphezu kwakho konke

  • @reubentsholo1674
    @reubentsholo1674 2 місяці тому +3

    We thank the Lord for Baba Zwane for the platform n brother Enigma for waking us up 4 this great revival in the church❤❤❤❤we who want 2 b true followers of Christ we says forward with Jesus Christ of Nazareth n his teachings

  • @malvapudding8793
    @malvapudding8793 Місяць тому +1

    My heart was bleeding izolo, sengibuka ubrother Enigma kwi podast ka Thabani St,asizameni bazalwane nani bafundisi, noma ninga munikanga imali, kodwa hlampe kube nomuntu ozothi aze, aye naye kwi shopping, kuze naye meyo fakazalapha emaTv,kungazoba nomehluko kakhulu, asimzameni bazalwane, noma ingaba amasudu abambili nje, noma keh engakhombisi yena ukbanenkinga ne appearance yakhe, in terms of clothing, cos he's very clean yena, but 1 or 2 suits won't hurt bazalwane, ngiyacela

  • @fikiprincessdube4419
    @fikiprincessdube4419 2 місяці тому +2

    Siyabonga Mangethe!!! Ukhuluma iqiniso Nceku kaNkulunkulu,,,lokhu okushoyo kuyiqiniso. Abazalwane bazongena ezinkingeni ngenxa yokuswela ulwazi nokuvalela uMoya Ongcwele ngaphandle. Yingakho befaka amabhulukwe nezingubo eziveza umzimba.

  • @LeonardMbuyisa
    @LeonardMbuyisa 2 місяці тому +4

    A big Amen Mfundisi. Indaba ilapha ekuhloleni omoya, Uma ilahleke lapho siphumile ekubambeni izambulo. Enye indaba kuvele kubhekwe ukuthi ubani okhulumayi. Mangethe! Abantu futhi kufanele baqonde ukuthi uBrother Enigma ukubeke kwacaca ukuthi akasiye uMfundisi futhi akasiye uMprofethi

    • @AthobekileXesha-ep1fe
      @AthobekileXesha-ep1fe 2 місяці тому

      Thixo akanagama lamuntu unomuntu owenza ukuthanda kwakhe Unegama or awunalo Abefundisi bazotsha ngenxa yeziKhundla

  • @olwethumbeje9633
    @olwethumbeje9633 2 місяці тому +5

    Pastor Zwane and Pastor Khumalo siyabonga ngokumela ivangeli laNkulunkulu ngokweqiniso izimfundiso zenu ziyakha nibambelele njalo enkosini inkosi iqhubeke iniphe ubuhlakani.

  • @olwethumbeje9633
    @olwethumbeje9633 2 місяці тому +5

    On this platform you can feel the spirit of God qhubekani njalo zinceku zankulunkulu🙌

  • @thembekamzobe7333
    @thembekamzobe7333 Місяць тому

    Siyabonga Jesu Kristu, Masizwe asicaciseka khona Umoya ONGcwele. Siyabonga Brother Enigma. Sisize Nkosi enomusa senze intanto yakho ayi okwezinkanuko zethu. Ngoba siphikisa uBrother Enigma ngoba ukhuluma ngeziNkanuko zethu esingafuni ukuzishintsha sifunda ukuqhoka esikuthandayo Kodwa uKristu Okithi ebe Eholy. Kumele nathi sibe holy. Nathi ashigqoke sibe holy. AMEN Siyabonga bafundisi ukumele izwi likaNkulunkulu neqiniso

  • @lindiwemabanga4017
    @lindiwemabanga4017 2 місяці тому +5

    Mhhh waze wajabha uSathane ubethi usuqedile ngebandla . Bazalwane sibi isikhathi esukuso.Usathane usesebenza ngokunamandla uJesu useyabuya zonke izambula ezihlanza umzalwane zisibuyisele ebungcweleni uSathane umelene nazo.Ima kuzobonakala abafundisi abaholela abantu kuNkunkunkulu nabadukisi..
    Siyabonga kakhulu ngalenkundla bab Zwane sidlile sasutha .

  • @ThamsanqaVico
    @ThamsanqaVico 2 місяці тому +8

    God bless you baba Zwane ngale platform

  • @sanelisiweradebe8522
    @sanelisiweradebe8522 Місяць тому +1

    Yeses, I’m so touched and this talk got me crying. Please help me God 😢. What time will be uLive on TikTok. It’s time to surrender my life to God.

    • @SiboMabuza-wd1hk
      @SiboMabuza-wd1hk Місяць тому

      That's the first step to salvation, wanting to surrender your life to God. May the Lord help u as u find your way to Him. My prayers are with u. The heavens are happy. 🙏🙏

  • @gladysradebe2927
    @gladysradebe2927 2 місяці тому +1

    Praise the Lord 🙏🙏🙏 This is God's time. May the church go back to Christ hallelujah 🙏🙌

  • @thobelamonakali3884
    @thobelamonakali3884 2 місяці тому +3

    Eyy Nkosi yam mkhulu kakhulu uNkulunkulu..akahleehli mfundisi wam wow my God🙌🙌🙌

  • @NtombizodwaXaba-sh4qx
    @NtombizodwaXaba-sh4qx 2 місяці тому +2

    I thank GOD for this platform. To GOD be the glory. Siyabonga bab' Zwane🙏🙏

  • @NonhlahlaMakhoba
    @NonhlahlaMakhoba 2 місяці тому +2

    Siyabonga Nkosi Jesu Christ ufanele udumo🙌🙌🙌🙌🙌

  • @SiphoVusi-y3y
    @SiphoVusi-y3y 2 місяці тому +7

    Siyabonga nceku kuyiqiniso sithi sisindisiwe kodwa asifuni ukushiya ubumnandi bezwe

  • @kulanedisashi5034
    @kulanedisashi5034 2 місяці тому +4

    May we please have part 3 🙏🏾🙏🏾🙏🏾, and have those who have had spiritual experiences, come and share them with us. We also want to be saved

    • @jameskzwane7883
      @jameskzwane7883  2 місяці тому +3

      @@kulanedisashi5034 tomorrow at 7pm

    • @kulanedisashi5034
      @kulanedisashi5034 2 місяці тому

      @@jameskzwane7883 Thank you 😊🙏🏾

    • @winniemekgwe2279
      @winniemekgwe2279 Місяць тому

      @@jameskzwane7883 I was irritable about some revelation he made. I felt contradiction. But today in the AMs I heard revelation from God in a dream. The voice said "I am the one who send Enigma". Ja neh, we need humility and obedience and cry to God to really help us where we are struggling.

  • @mgmanzana1611
    @mgmanzana1611 2 місяці тому +4

    Mayibongwe Tata. Ndisindisiwe, ndiyamthanda kakhulu UBawo. Tata ezi zinto ezithethwa ngulo Tata uEnigma. Ziinyani Tata nam endinabo ubungqina. Ndi ngumfundisi. UMoya Oyingcwele undibonise izinto ezininzi endilungiselela ukuba ndizokwazi ukukhulula abantu ababotshiwe besindisiwe. Ingxaki Tata abantu abasindisiwe bavula iilegal rights ngoko a ngoku besindisiwe. So I've seen a lot Tata on my journey. Enkosi tata. UBawo akusikelele.

  • @Msirana_87
    @Msirana_87 2 місяці тому +23

    Let’s gather here bazalwane sizofunda, am looking forward in tonight show down

    • @VuyisileMkhonta-e2g
      @VuyisileMkhonta-e2g 2 місяці тому

      Shalom. I total support brother Enigma. Saints please going and read the original of all these things brother talked about it. Book of Adam and Eve, book of Enoch
      Book of Jasher explains clear what was happening in the days of Noah. Go deep in the word of God
      Watch testimony of sister Lillian Blessing, Choo Thomas and and read the book the final quest it will help you.
      Those perfume are there,some are very cheap because the devil wants to take everyone in his side.
      Saints I wish we can wake up. Jesus is coming back soon. Pastors teach the church about the coming of the Lord and equip them for mytradom. Teach them about total repentance and holiness. No sin will enter heaven.

    • @ThandoPepeta
      @ThandoPepeta 2 місяці тому +1

      I think makuthiwa masilungise kumele kubekhona izinto esizilungisayo. Like njani uJesu Yena uthumela umlayezo kuthi ukuba masiphile njani then thina sithi masilungise silungisa uJesu or silugisa ntoni uJesu uthume umkhonzi wakhe ukuba asichazele ukuba kunjani rzulwini nasesihogweni so thina sithatha lonto senza ngayo iindlela zokutrenda hayibo

  • @XolaniSithole-n2q
    @XolaniSithole-n2q 2 місяці тому +5

    Every knee shall bow
    Amen

  • @ThobilePrudence-qu7jq
    @ThobilePrudence-qu7jq Місяць тому

    May the mighty God father protected you pastor Zwane for kumela uzimbaka Christ

  • @hlengiwekunene-l5v
    @hlengiwekunene-l5v 2 місяці тому +2

    Siyabonga baba Zwane, wayibeka kahle, Ngiyakuzwa Mina.. Abefundisi abaningi baphakeme, bayamnyansa Omunye umuntu

  • @lethumlotshwa
    @lethumlotshwa 21 день тому

    Amen and Amen, Jesus said only /y sheep will hear my voice. I have repented, got rid of trousers and wigs, ready to let go of make up. This time I never needed an approval from anyone Holy Spirit spoke with me. We really need to discern Bazalwane. It is not easy but we need to work out our Salvation and nobody said it will be easy

  • @lindiwebuthelezi1775
    @lindiwebuthelezi1775 2 місяці тому +4

    UJesu Kristu uyiNkosi, Ngiyambonga uJesu ngo brother Enigma ngiyabusiseka ngendlela emangalisayo,hhai siyabonga befundisi ngaze ngabusiseka ubrother Enigma owakithi ngempela eNkosini,asithandaneni impela bazalwane simelane noSathane khona ezosibalekela EkaJakobe 4:7.Thobelani uNkulunkulu nimèlane noSathane khona ezonibalekela

  • @NomsaMnisi-j1e
    @NomsaMnisi-j1e Місяць тому +1

    Thanks so much my brother, God bless you ❤❤

  • @NomlindeloSicobela
    @NomlindeloSicobela 2 місяці тому +2

    Simbonge Nkulunkulu ngo brother Enigma mina loku akushoyo ngyakukholwa konke njengoba kunjalo nkinga yethu sazijwayeza ukujaja yiloko okusibulalayo

  • @daluxolothungo701
    @daluxolothungo701 2 місяці тому +7

    Lensizwa Khumalo ayyy, vutha amalangabi....

  • @SifisoZulu-u2i
    @SifisoZulu-u2i 2 місяці тому +3

    Cha endabeni yengulube bamzuma ngombuzo ayengawulindele.Kodwa-ke ngeke sizibe ngengulube zingaka izindaba eziyiqiniso azikhuluma.😊

    • @tilly6623
      @tilly6623 2 місяці тому

      @@SifisoZulu-u2i Nazo ke!!Kunesizathu.Besilalele umuntu oyedwa kodwa?

  • @PhindileZulu-wo2sp
    @PhindileZulu-wo2sp 2 місяці тому +3

    Babu Zwane continue uyaphila wena and uvuthiwe ezwini leNkosi

  • @johanashonga1516
    @johanashonga1516 2 місяці тому +1

    Ooh! Ooh! What a beautiful day, enigma God's send man.he made me change my life

  • @NelisiweNtuli-e7p
    @NelisiweNtuli-e7p 2 місяці тому +1

    Siyabonga kakhulu Befundisi, isibindi senu, anifihle uNkulunkulu nokumela iqiniso 🙌🙌🙌🙌💥

  • @karabochueu975
    @karabochueu975 2 місяці тому +11

    When you touch the flesh and the things people love there will be a fight, the love of this world is full in this days church and Jesus Christ is coming for all our idols. We don’t find it easy ngoba ezinye sisalwa nazo kodwa we will not say it’s not God. The fact that we struggling with them means they have a hold over us. May God help us repent

    • @tilly6623
      @tilly6623 2 місяці тому

      @@karabochueu975 Abaqala ukuzwa ngiyabazwela,ba ignorant kakhongozela nkma yini ephesians Kubota nhoba phela abafundi.

  • @davidlekau822
    @davidlekau822 2 місяці тому +1

    Moruti Zwane, may all glory and honor be given to Him Alone Who lives forever and forever in JESUS Blessed and Glorious and Victorious Name Amen and Amen and, man of GOD moruti Zwane re a leboga waitse, indeed I appreciate your effort and wisdom and may The LORD increase in His Grace upon your life in JESUS Name Amen. O beya dilo ka botlhale gore bana ba MODIMO ba utlwisise, thank you man of GOD, as for me, as for brother Enigma I might not be sure of some of few things such as the eating of pork but I still believe that He is sent by The LORD to warn His people because as JESUS is coming. And we need to understand that GOD is not limited to the written scriptures, the written scriptures a Word of GOD inspired by The HOLY SPIRIT and are true yet The LORD is not limited. A revelation is not against scripture. If brother Enigma is send by The LORD so in which of the scriptures that is against what brother Enigma is saying, I have found none which is why I believe Brother Enigma is sent by The LORD straight and I don't doubt at all. And there's this guy by name of Ricky discrediting everything about what which is said by Brother Enigma may The LORD have mercy on him and people like him calling themselves Christians. Man of GOD pastor/apostle Zwane thank you and I am really blessed.

  • @nkululekosikhosana4983
    @nkululekosikhosana4983 2 місяці тому +5

    Enigma should be the President ❤

    • @alfrednods9435
      @alfrednods9435 2 місяці тому +1

      If we can try to do with the right thing bro... We can have a beautiful Africa

  • @olwethumbeje9633
    @olwethumbeje9633 2 місяці тому +3

    Thiwa baningi abakholwayo kodwa abayazi imfihlakalo yezulu, kunabantu abathembekile uNkulunkulu ngokweqiniso noNkulunkulu wabathemba ngezimfihlo zeZulu akusiwo wonke muntu oyokwaz ngezimfihlakalo, thiwa many are called but few are chosen.

    • @khanyisilexulu8328
      @khanyisilexulu8328 2 місяці тому +2

      Wangikhumbuza lithi futhi ,okuyibona uNkulunkulu athanda ukubazisa ukuthi iyini lencebo yenkazimulo enguKristu phakathi kwethu,okusho ukuthi impela akambuleli noma ubani

  • @nondumisohlengiwemkhonza2650
    @nondumisohlengiwemkhonza2650 2 місяці тому +2

    True Nceku the Bible lithi the first will be the last and the last will be the first.
    His ways are higher than ours. His thinking is different from ours. Our thinking ends but God's go beyond.
    Abantu bayabhubha ngenxa yokuswela ulwazi futhi abantu bayobhubha ngenxa yokuba ignorant.
    Zonke lezinto zisezwini, people must read the word.
    UJesu athi ngiyothululela umoya wami phezu kwenyama yonke ngezinsuku zokugcina, izinsizwa ziyobona imibono, ziprofethe abadala baphuphe.
    Without the holy spirit a Christian is lost.
    Siyomangala nasifika ngale nasifika esiba expecta ukuthi sizobafixa ezulwini singabatholi but esibabona bona kabuhlungu sibafixe bangenile.
    Makholwa asenzeni kahle siphile ubungcwele. Let's us strive to do perfection. What I know konke kuyopheleliswa nasifika ezulwini. Lakuyosulwa izinyembezi, izinhlupheko ziyophela, nobuhlungu bungasekho.
    Yes akukabonakali esiyoba yikho but the day avela siyofana naye.

  • @DorcasMamome
    @DorcasMamome 2 місяці тому

    I'm blessed and impressed this is true brothers you've said it all those who have ears must listen

  • @neliswamnyango
    @neliswamnyango Місяць тому +1

    Amen Baba, ukuzalwa ngokutsha kokona kubalulekileyo okumenza angene kuBukumkani beZulu utsho kubelula ukuziqonda izinto zakwaMoya

  • @HloniphileNdlovu-i3o
    @HloniphileNdlovu-i3o Місяць тому

    Baba Zwane syabonga ukuma umele iqiniso eliyilo uJehova aqhubeke nawe njalo.uBaba u Enigma usho iqiniso elu 100% ngyabonga kakhulu.siyakhula enkosini usuku nosuku ngeqiniso eniphathiswe lona.

  • @NtombileNgwekazi
    @NtombileNgwekazi Місяць тому

    Inomoya lenkulumo ngaze ngavuseleleka amen

  • @preciousngwanr1826
    @preciousngwanr1826 Місяць тому

    Amen baba, siyabonga iqiniso.

  • @ThulisileMtsweni-o8k
    @ThulisileMtsweni-o8k Місяць тому

    Kahle Kahle bathandekayo enkosini bekumele kumbhulelwe bami ukuze sikholwe ngoba uthe uzweni lakhe njalo makaqeda ukufundisa uthi .....kholwani yimi nikholwe yilo ongithumileyo .....so no egma kumbhulelwe yena kukuwe ke mtwana wenkosi ukuthi uyakuthatha noma uyakuyeka Amen

  • @juliasindale9467
    @juliasindale9467 Місяць тому +1

    Siyavuma ukulungiswa ,ukwakhiwa nokuqondiswa Amen

  • @sakhilesibanda9256
    @sakhilesibanda9256 2 місяці тому +1

    Lakhuluma bafundisi bami impela u brother Enigma uthunywe inkosi ukuzosisiza siphile ubungcwele ukuze singene ekhaya ezulwini

  • @zolekaskonje2801
    @zolekaskonje2801 2 місяці тому +1

    Yebo baba very true is very dangerous Spiritually if u acquire wealth first.
    But if you are a real born again truly all materialism will not take u away from GOD.
    GOD can make born again rich according to HIS will.

  • @ThembelihleMchunu-j3o
    @ThembelihleMchunu-j3o 2 місяці тому +1

    Kwalayikhaya imfundiso kabrother Enigma ngiyayicizelela ebantwaneni kancane kancane

    • @nomkhosimashile2942
      @nomkhosimashile2942 2 місяці тому +1

      Amen that's the way to go.Bangabi ihlathi njengathi kuhamba omncane kuhambe omdala.

  • @tl3482
    @tl3482 2 місяці тому +5

    Baphethwe yipride mfundisi they think everything must be approved by them. UThixo makeve ngabo. Bafuna uThixo akhethe bona or their false pastors ukuveza isambulo then bazokholwa.

    • @vuyokaziphikelela1860
      @vuyokaziphikelela1860 2 місяці тому

      @@tl3482 it must be approved by the word of God, and we supposed to know that as children of God.

    • @mlumanyanga6296
      @mlumanyanga6296 2 місяці тому +1

      ​@@vuyokaziphikelela1860 The problem is you limit God to the Bible that how much Satan has deceived us that God can't speak outside the Bible which is nonsense from the pit of hell! God is a forever speaking God and you can't tell God how to talk and who to choose

  • @mayibongwemyeza6590
    @mayibongwemyeza6590 2 місяці тому +2

    UJesu unguye uMoya oNgcwele, uMoya oNgcwele unguye uJesu, uJesu unguNkulunkulu, uNkulunkulu unguye uJesu..... inkinga iqala uma uJesu esehlukaniswa noMoya oNgcwele engathi kukhulunywa ngabantu abathathu abahlukene.

  • @Gqibelo80
    @Gqibelo80 2 місяці тому +2

    Sizobhubha ngenxa yeMpakamo..

  • @BongiRikhotso-x2z
    @BongiRikhotso-x2z 2 місяці тому +2

    Morning bafundisi,nicely kenibheke inkulumo ka brother enigma, ayenze Nge 5th October, mayelana ne tithe, ayikho yinde imfishane nje

  • @sarahkgwedi2427
    @sarahkgwedi2427 2 місяці тому

    Oh God bless you and this show Mr Zwane....
    Ukhulumela ohlangothi lika nkulunkulu hallelujah 🙌🙏

  • @sthembilemthabela2845
    @sthembilemthabela2845 2 місяці тому

    Siyabonga Nkosi eyi siyafunda okuningi lokhu kwambulwa nje ngiyacosha ngifaka emgodlagodlweni wami

  • @DuduMemela-z7g
    @DuduMemela-z7g 2 місяці тому +2

    Lento kaEnigma isobala kumuntu onomoya ongcwele

  • @SiyabulelaMsiwa
    @SiyabulelaMsiwa 2 місяці тому +2

    Siyabonga baba uZwane nabanye obaba sifunda okuningi iyasakha inkulumo yenu

  • @secheledube8651
    @secheledube8651 2 місяці тому +1

    Re ya leboga moruti Zwane le baruti. Nna ke sa nwa lebese ke a ithuta and ke leboga le brother Enegma gore o re file attention. Amen.

  • @blue.75photography38
    @blue.75photography38 2 місяці тому +1

    Nakhensa mfundisi go deeper my teacher
    We are learning a lot.
    From MALAMULELE @LIMPOPO

  • @zolekaskonje2801
    @zolekaskonje2801 2 місяці тому +2

    Every knee shall bow.

  • @brendacanham3914
    @brendacanham3914 2 місяці тому +1

    Mmmmm God help us. The time is near the Son of man is coming let us bring peace and hope and love one another as God loves us. I'm one who believes in brother Egnima . He is talking about repentance which is why I strongly believe him. Sathan will never say people must repent me and speak of his hidden things to kill God's people. It is God who telling us the truth. peace Jesus is Lord.

  • @OliveNgqondi
    @OliveNgqondi Місяць тому

    DSiyabonga uNkulunkulu .ngomsebenzi wakhe

  • @DuduMemela-z7g
    @DuduMemela-z7g 2 місяці тому +3

    Mina engingakusho ukuth sithandiwe ezulwini unebhadi umuntu ongayizwa lento noma ongayi'understand

  • @kwenzokuhlemnguni6459
    @kwenzokuhlemnguni6459 2 місяці тому +4

    Nceku ngiyajabula ke if usuyiseka inceku Ka Nkulunkulu, ay lokhu obukusho nceku uthi isithunywa sika Thixo sifaka ama spice, ngyabonga nceku singamjabulisi omubi nezwe

  • @witnessngema209
    @witnessngema209 2 місяці тому

    Siyabonga Mfundisi nami kuhlale kanje enhlizweni yami. Ngempela into kaNkulunkulu ngeke sayazi.

  • @mmthery2633
    @mmthery2633 2 місяці тому

    Very true, God loves us and kafusi ukuthi siyolahlwa... II Peter 3:8-9
    [8]But, beloved, do not forget this one thing, that with the Lord one day is as a thousand years, and a thousand years as one day.
    [9]The Lord is not slack concerning His promise, as some count slackness, but is longsuffering toward us, not willing that any should perish but that all should come to repentance.

  • @thabsilejoycenkosi769
    @thabsilejoycenkosi769 2 місяці тому

    Haleluya God abdenani babu Zwane nobabu Mashobane kuko konke enikushoyo kuyiqiniso God uyasilungisisa siyala simelana naye thina esithi syamazi ngoba sifuna ukuhamba ngokwethu sesaba iqiniso Jehova anibusise kakhulu bobaba bami mina nje ngyambonga God nga bro Enigma Jehova makamvikele kakhulu

  • @NtombiMkoko-u5i
    @NtombiMkoko-u5i 2 місяці тому +2

    Tatam ndilapa eCape Town;;;; ndikumamele ndiyafunda nama comment ukona othi kutheni unomsindo?ndifuna ukupendulela tatam nditi ndinomsindo mna ngk ngoba unombuzo othi,,,, uthini umoya oyingcwele;;;; yoooooo tatu Zwane;;;;; ngaske ndingalali ;;;;;;; umoya oyingcwele wati eqala ukuteta ubrother Enigma wangqina umoya wati yinyani jonga yinyani noba singatini yinyani .

  • @makhosonkemkhwanazi3384
    @makhosonkemkhwanazi3384 2 місяці тому

    Siyabonga bafwethu, iyaphila lento. Wayindlala Mangethe lendaba izwi layihlaba yinhliziyo ngingumzalwane.

  • @mmthery2633
    @mmthery2633 2 місяці тому

    Hmm this platform will help many people of God, oneNdlebe uzokhula la, spiritually growth mpela.

  • @siyabongabambula
    @siyabongabambula 2 місяці тому

    Jesus Christ is a Lion and a Lamb
    In the mind of analysts kune grace grace grace and prosperity
    Yaze yajula inkulumo ziNceku
    Amen

  • @Sharon.Masengana
    @Sharon.Masengana 2 місяці тому

    Hallelujah hallelujah
    As it was in the days of Noah, so shall it be in day of the coming of the son of God

  • @NomlindeloSicobela
    @NomlindeloSicobela 2 місяці тому +2

    Futhi okunye brother Enigma uyachaza lana kokuthi angikhulumi nabantu baka nkulunkulu ngikhuluma nabantwana bakwa Nkulunkulu so thina soyasizakala ngoba singabantwana bakwa Nkulunkulu

    • @tilly6623
      @tilly6623 2 місяці тому

      @NomlindeloSicobela Funda iBhayibheli kuningi akushoyo okungekho.Uma wena weneliswa ukuthi kuthathwa sperms kwi condom ziyokwenza izingane olwandle,qhubeka umlandele.UNkulunkulu uzibhekile iziwula ezingalazi ilizwi lakhe ezizoduswa noma ubani.

  • @wondermyeni2317
    @wondermyeni2317 2 місяці тому

    Amen Bafudisi siyabonga mine cela sikhulume liciniso Bafudisi we thought prayr and fasting, ngitsi u brother Enigma uncinisile mine nginembufakazi ngalokusho, 1998 kwesibili 203 kwesitsatfu 206. Ngicela kutsi liciniso kutsi nami ngiyengesabe kutjelabatfu but prayer and fasting kunefihlo yeMbuso weliZulwini

  • @SabrinaSadiki
    @SabrinaSadiki 2 місяці тому

    Amen bazalwane, on 2022/04/07 jesus took me in spirit and wangitshela izinto eziningi mayelana naba prophet wathi uthumela oprophet bakhe emhlabeni bazo tshela abantu iqiniso ngezinto bengazazi kodwa usatane wathumela imimoya yakhe kubantu bangavumi. Nokuthi bafuna imali, u Jesu wathi kumina hamba uyobatshela ukuthi babalele ngoba ngisendleleni ukuzolanda ibandla. Amen
    Manja lento ka baba inigma iyiqiniso ngoba nginayo i experience yenzinto eziningi azishilo.

  • @juliasindale9467
    @juliasindale9467 Місяць тому

    Siyabonga nanto lelivangeli elijulile

  • @zolekaskonje2801
    @zolekaskonje2801 2 місяці тому

    Bawo uZwane what a food of the Spirit u have dished.
    We thank GOD.

  • @loveJesusMajola-vk8by
    @loveJesusMajola-vk8by 2 місяці тому +4

    ungithintile uBrother enigma.

  • @sibongilemadonsela8367
    @sibongilemadonsela8367 2 місяці тому

    Nojesu amaze bamkholwa.lendaba eyanantu bakamoya.not for everyone eyabasindisuwe😊

  • @annahmotsa7182
    @annahmotsa7182 2 місяці тому

    Yoo wabila mfowethu.. All you say its true..Ha nami ngimangele.. kola pst Ntanda.. ungimangalisile. Asabeke phasi atifune. Utikhandza ati kakhulu. Watihlaza washiya inkhulumo ngiba atibona a right. Kwaba kubi ngoba you had invited him to be a co speaker.. Babe Khumalo .. akachubeke neliciniso.. Sihamba nga Moya hhayi ngalesikwatiko.. Yyo solo ngamangala.. bafundisi basitjela kutsi bo profesa babafundzisa kuphi.. bafake siheberu.. Holyness is a life style. Not a language. Ngiba li brother bambona aphuyile .. so ngeke bamlalele.... Badidekile bazalwane...Shintjani. Siyabonga mfo.... Chubeka.. tsetsa kufanele.. kusifanele lolokushoko...❤❤❤❤❤. Its with love bhuti...