Ep. 31 | Ngashiselwa uMuzi neZimoto, Kthiwa NgiwuMfundisi oThwele, Ngifihle neKhanda lomuntu ofile

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 27 лис 2024

КОМЕНТАРІ • 204

  • @mawandumusambonane920
    @mawandumusambonane920 6 місяців тому +21

    Ngangifunda naye uBishop. Bengihlala naye eDeskini sikhonza eChapel Ongoye

  • @wandilemthethwa3589
    @wandilemthethwa3589 6 місяців тому +26

    Many are the afflictions of a righteous man but the Lord delivers him from all.

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 6 місяців тому +12

    Asikho isikhali esibekelwa abantwana baka Nkulunkulu esiyophumelela😢😢😢ngabuhlungu mfundisi noma ngingakwazi kodwa ngiyabonga ukuthi ubizo kwakho lwagcwaliseka 👏 🙌 👏

  • @sandilegigaba4649
    @sandilegigaba4649 6 місяців тому +35

    I left Christianity, for years now and no regrets but this here is a man rooted in his faith and honours his God I learned very valuable lessons through this

    • @wandilemthethwa3589
      @wandilemthethwa3589 6 місяців тому +5

      Come back my brother. This is a journey and you need God as for strength and guidance.

    • @sandilegigaba4649
      @sandilegigaba4649 6 місяців тому +1

      @@wandilemthethwa3589 Christianity doesn't make sense to me anymore I am at peace where I am but I have learnt to love everybody no matter what colour they are whatever they believe in doesn't matter to me anymore Christianity divides people and I don't need it but I will always love people even if they are Christianity believing

    • @mmeme5861
      @mmeme5861 6 місяців тому

      ​@@sandilegigaba4649What do you follow now my brother am just curious

    • @marthakabini6864
      @marthakabini6864 6 місяців тому +1

      There is no fire without smoke

    • @sandilegigaba4649
      @sandilegigaba4649 6 місяців тому +2

      @@marthakabini6864 Even after you heard the SAPS, NPA could not link this Pastor to anything regarding this case you still want to comment a very nasty comment I must say!

  • @NomathembaMbhamali
    @NomathembaMbhamali 6 місяців тому +14

    Ubufakazi obusiqinisayo Bishop Zikhali,sezwa sasbuka online,ngiseBhambanana ,walimela IZwi elinguKristu uJesu,niqine njalo nime nomama Bishop,to God be the glory 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @ZinhleNdlovu-y6o
    @ZinhleNdlovu-y6o 6 місяців тому +6

    Ngyasho kodwa ngathi one day uzofakaza ngalento cz ungangikholwa ukuthi akazi lutho ngathi looo wayesishumayeza e Chapel enomzala wami u Pastor Themba Mhlongo ekholwa strong Lo bhuti ubesukelwa namanje ngisasho

  • @ElizabethMiemie
    @ElizabethMiemie 6 місяців тому +13

    God says touch not my anointed,we thank God for His intervention in this tragedy

  • @NonsikeleloaliceTshazi
    @NonsikeleloaliceTshazi 2 місяці тому +1

    Amen nceku kwaze kwabuhlungu uma inkosi imi ngakithi umuntu angasenzani isikho isikhali esenzelwe wena esophumelela inkosi ikugcine ikubiyele nomndeni wakho Amen

  • @fundisiwekhumalo3321
    @fundisiwekhumalo3321 6 місяців тому +11

    Kwaze kwabuhlungu kuNceku 😢elami lithi God is greater than any suituation❤

  • @khanyisile.madunakhanyiem7931
    @khanyisile.madunakhanyiem7931 5 місяців тому +2

    Noma ethule kodwa impendulo ikhona ,akakaze asidele owasifela ecalvary🙌🙌🙌🙌🙌

  • @zoliswamalolazibaleni3627
    @zoliswamalolazibaleni3627 6 місяців тому +5

    Ai bazalwane makukhulunywa ngendoda ehamba nonkulunkulu kushiwo into enjena muntu Ka Jehovah akasiyo into yokuthi wenze noma yini kuyena mukhulu Jesu ohamba nalo baba impela

  • @MapasekaMohlomi
    @MapasekaMohlomi 6 місяців тому +9

    Re leboha Ntate Modimo ka bophelo ba hao le lelapa la hao, re sebeletsa Modimo ya sa hlolweng ke letho🙏

  • @thandekavikilahle8081
    @thandekavikilahle8081 3 місяці тому +1

    Ĝod is God, he is not changed by our situations. Bishop, God displays himself through you. We thank God for you. Move on nceku Gpd is with you.

  • @SithembileMtolo-uj4cs
    @SithembileMtolo-uj4cs 4 місяці тому

    Mhmm bishop lami siyambonga Nkulunkulu owakuphumelelisa odwendweni lokunqoba mkhulu ongakithi kunosezweni Amen

  • @ZinhleNdlovu-y6o
    @ZinhleNdlovu-y6o 6 місяців тому +1

    Ngangifuna aye ekholwa even angiyizwa leyonto ngiyibona ku ezivuthayo ku Facebook ngyasho ngathi No not this Lo ngyamaz Pastor Zikhali ngeke ngamphikela ncese bhuti wami Nami ngingiwakwa Mhlabuyalingana Ngutshana ngyamaz babe sukela stru

  • @businkala2554
    @businkala2554 6 місяців тому +4

    Behluleka ukusondela nje yingoba balamahloni ngoba ba participator kukho konke.......God is forever present and he showcases His power on your behalf
    Thank you for sharing your story

  • @selulekontuthuko8768
    @selulekontuthuko8768 6 місяців тому +2

    Bishop Zikhali I remember him ashumayela ngamandla nakuma open air Ongoye

  • @MrNduku
    @MrNduku 6 місяців тому +6

    Thanks Bishop may the Lord cover you with strength;I used to teach in Mbazwana for 9yrs then I relocated to the Uk

  • @BhekiGumede-g7v
    @BhekiGumede-g7v 6 місяців тому +6

    Lwaze lwanzima ubizolwale nceku Godbless you man of God tnks mr ST

  • @NonhlanhlaChisiko
    @NonhlanhlaChisiko 6 місяців тому +1

    Kasishiyi akasiyekeli uyohlala njalo ayinkosi siyabonga nceku yenkosi chubeka njalo no nkosikazi nabantwana ujehova ababusise lobufakazi Amen

  • @jabulanizungu6933
    @jabulanizungu6933 6 місяців тому +5

    Hhay kulungile kunzima kuba mfundisi siyabonga man of God kuma kwakho.

  • @mfundotima3675
    @mfundotima3675 6 місяців тому +6

    Ohw my God kwaza kwabuhlungu bt all I can say is that" Baxolele mzalwana wam abayazi into abayenzayo" kwakufike ixesha lakho lokuvivinywa ngu Bawo. Never give up u Thixo uyakukhethela bantu ohamba nabo. Xolela Bishop ubayeke isazela sotya bona. God bless u more.

  • @NtombomziMbanga-m6m
    @NtombomziMbanga-m6m 15 днів тому

    I'm so painful Pastor ngesisimo, kangangokuba ndizibone sendilila kodwa ndibonga uNkulunkulu okomeleze kuso sonke esi Simo. Sikhonza uNkulunkulu oyisimanga. Amen 🙏

  • @sindimvelase1093
    @sindimvelase1093 6 місяців тому +1

    Mhh baba phephisa, I'm short of words and I'm in tears right now

  • @apostleelijah4548
    @apostleelijah4548 5 місяців тому

    It's a proof you are truly called and in our call we are not tested the same way.God will always stand you Bishop

  • @saulmjoli1986
    @saulmjoli1986 5 місяців тому

    We thanks God with people like you Bishop may God can multiply blessings onto you

  • @ThandokaziMagege-nl5ut
    @ThandokaziMagege-nl5ut 6 місяців тому +4

    Ingathi ikhona indawo efana noBishop Tanda Zulu ,, I don't know how! But ikhona into ebahlanganisayo❤❤❤❤❤🎉🎉🎉😮😮😮

    • @ZisandaMsi
      @ZisandaMsi 5 місяців тому +1

      EWE shame Bayafana ❤❤❤

  • @mawandumusambonane920
    @mawandumusambonane920 6 місяців тому +1

    Voice yomsakazi Simakade. Saze sanethezeka. Yanzima indaba yosuku

  • @nondumisocharlenevilane2979
    @nondumisocharlenevilane2979 4 місяці тому

    I have never been so hurt like this I truly thank God that the pastor have the most supporting wife big up mamfundisi, God bless you family ❤

  • @Solwazi918
    @Solwazi918 6 місяців тому +17

    I remember him when he was teaching us eDlangezwa

  • @NondumisoNomkhosi
    @NondumisoNomkhosi 6 місяців тому

    Amen mfundisi ujehova usebenza efihlakalweni sibonge ukuthi wama nawe nomndeni wakho wakuvikela yazi lendaba iyangikhalisa bakithi abantu babuswa umona nekohlakalo

  • @MosetsanaTshabalala
    @MosetsanaTshabalala 6 місяців тому +1

    Uma ubiziwe uzolwisa nahi family ukuze unkulunkulu abonakale be blessed man of God

  • @mjisa6390
    @mjisa6390 6 місяців тому

    Mmmmmh Mfundisi! UyiNdoda Bishop Zikhali uNkulunkulu unawe zikhathi zonke futhi usazobanawe Baba, tjoo it's painful le ndaba

  • @zanelentuli3635
    @zanelentuli3635 6 місяців тому +1

    So sad kodwa mina ngiyamazi uNkulunkulu uyamvikela umntwana wakhe. God will be with you.

  • @BusisiweZondi-ki7vz
    @BusisiweZondi-ki7vz 6 місяців тому +1

    Mmmmmmmm God is Faithful ey Nkulunkulu unamandla zikhathi zonke... Bishop usazonyuka ngaphezu kwalokhu yo testimony iyamangaza.

  • @mfundondawonde
    @mfundondawonde 6 місяців тому +2

    I believe that uma Unobizo kumele Udlule through Physical, Spiritual and Emotional challenges.

  • @fikidube1236
    @fikidube1236 5 місяців тому +2

    Kuyiqiniso Nceku yeNkosi, ukuthi uma ungenalo ubizo akufanele ungene. Kufana nokujoyina kubazalwane ungesiyena umzalwane, ungazani neNkosi uJesu Ogcotshiweyo. Kufanele umuntu azane neNkosi uJesu kuqala ehlatshwe yizwi leNkosi,,,ngoba uma kungenjalo uzosetshenziswa wusathane ukuhlukumeza abazalwane, angenise usathane phakathi kweBandla. Uma ungumntwana kaNkulunkulu wangempela wehlelwa yizozonke izinto ezibuhlungu ngoba usathane ubona inkazimulo kaNkulunkulu ahlasele. Uzibona ungathandeki uqanjelwe namanga. Lokhu okwenzeka kuwena Nceku yeNkosi kwenzeka naseNkosini uJesu, wazondwa kakhulu, kwaze kwaba sekufeni kwaKhe. Ngokunjalo nabaPostoli beNkosi uJesu kwenzeka lokho. Nakithina ezinsukwini zokugcina kuyenzeka and akuve kubuhlungu uma sidlula ezilingweni. Kimina kwaqhamuka igama lokuthi ngiyathakatha, kwaba buhlungu enhlizweni yami ngizwa leyonto, ekubeni ngiphila impilo esezingeni eliphansi ngendlela emangalisayo. Kuningi kakhulu, kodwa angisoze ngahlukana neNkosi yami uJesu ngoba ngiyamazi ngamuzwa ekhuluma nempilo yami. Ukube angimazi uNkulunkulu ngabe ngaphenduka uhlanya uma ngizwa lokhu abakushoyo. Ngiyaqhubeka ngiyakhuleka nomndeni wami. Amadodakazi ami nabazukulu bayakholwa sithandaza nabo, uNkulunkulu wenza izinto ezinkulu ngathi. Sikhulekela abagulayo uma sizwa ukuthi kukhona ogulayo, iNkosi uJesu Ogcotshiweyo uyabaphilisa esibakhulekelayo. *Sonke bazalwane asiqine eNkosini nasemandleni aYo amakhulu*

  • @gatondlovu6426
    @gatondlovu6426 4 місяці тому +2

    Ukungafundi kubi manje banomona abasaboni ukuthi akavelanga wawumbhishobi waqala wafunda wasebenza waresigner ababuzi unamabussines qhubeka njalo nceku yenkosi god is gonna protect you from enemies

  • @ItumelengQueenMaduna
    @ItumelengQueenMaduna 6 місяців тому +1

    God is good all the time 🙏🙏🙏🙏siyabonga baba nge-testimony

  • @nombasadaka1363
    @nombasadaka1363 5 місяців тому

    Eish tata womeleze mna apha kobubugqina❤❤uThixo aphinde akubusise akwandisele

  • @gloriambesi8877
    @gloriambesi8877 6 місяців тому

    UNkulunkulu uyambiyela mntana wakho ayivale imilomo yengonyama ndathi qhubeka bishop nobizo wakhe ❤❤

  • @Snowy-ej3bp
    @Snowy-ej3bp 6 місяців тому +1

    Ey ngoba uNkulunkulu uyama nomuntu ♥️♥️♥️

  • @NonkqubelaNokhula
    @NonkqubelaNokhula 6 місяців тому

    Amen bishop ngobufazi obumnandi phinde bubehlungu wooò keep it up may God bles u

  • @NwabisaChiya
    @NwabisaChiya 6 місяців тому

    UNkulunkulu mefuna ujuveza ubkhulu bakhe uletha ipain syabonga mfundisi ukuma KuNkulunkulu hes a faithful God

  • @poppyngubane8803
    @poppyngubane8803 5 місяців тому

    Yoooo Bishop yiyoke indlela yobu Christu le Hallelujah ! Nay incwadi ka Luke 21: 13wehle nayo injalo indaba yobizo

  • @childofgod7831
    @childofgod7831 6 місяців тому

    Okuhle ukuthi my brother Isaiah the Bishop knew sisafunda Ongoye ukuthi kuneNto kaNkulunkulu enamandla lapha kuye, wayevele enezimpi nasoOngoye, muhle uNkulunkulu wakho mfwethu.

    • @childofgod7831
      @childofgod7831 6 місяців тому

      Izimpi ziyinkomba yeGrace upon that particular individual.

  • @zintlezikhali2145
    @zintlezikhali2145 6 місяців тому +1

    Umona nje wabantu. Owe family nje wona uba phezulu kakhulu Umona.

  • @jackietherichshaun7365
    @jackietherichshaun7365 4 місяці тому

    Ndimangazwa ngumona wezinye inceku zize zijabule ngentlungu yakho bishop,umona wodwa.

  • @NoxoloGoje
    @NoxoloGoje 6 місяців тому

    What a sad story Bishop, so sorry for what you and your family went through and we trust and thank God for his protection. Ngempela uNkulunkulu uyabathwala abakhe.

  • @fikilemadonsela8385
    @fikilemadonsela8385 6 місяців тому +1

    Siyambonga uNkulunkulu kakhulu Bishop ngawe!!!

  • @thulanimdluli-l5i
    @thulanimdluli-l5i 6 місяців тому +2

    AMEN mfundisi Uma sikholelwa kuye usathane nanqinga Akhe akana sabelo empilweni zethu u Nkulunkulu uyosivikela ezitheni zethu zimihla namanga

  • @nozizwerugongo5263
    @nozizwerugongo5263 6 місяців тому

    A very powerful testimony sibonga kukhuliswa emoyeni.kaSomandla

  • @nkaliphomkhize2702
    @nkaliphomkhize2702 6 місяців тому

    Abantu banomona yhooooooooo
    Mfundisi usifundisa ukuthi qina no matter what 🙏

  • @masizabarbaratwala8933
    @masizabarbaratwala8933 6 місяців тому +1

    Amen Baba 🙏 . Izwi Lakhe limile kuze kube phakade 🙌, uthe ngeke Asishiye! Uyama nomuntu Wakhe😭 we are serving a Living God Hallelujah

  • @buhlemthembu
    @buhlemthembu 6 місяців тому +2

    Awuuu futhi umuntu omnyama nomona 😢surrend

  • @ebenezermissiontv
    @ebenezermissiontv 6 місяців тому

    Kwaze kwabuhlungu bazalwane. Bengingalwazi loludaba. Nxese Bishop

  • @thobilesikhakhane4677
    @thobilesikhakhane4677 6 місяців тому

    Syambonga nkulunkulu ngabe baba uyisbonelo kith angikwaz koda uma ukhulum angibuki wen mina kuna lokho ngizwa iphimbo laJehova kuwe uzophumelela baba

  • @matshepomalatji8537
    @matshepomalatji8537 6 місяців тому

    Indeed God is faithful and committed to that which is He's. Greetings man of God 🙏🏽

  • @CredoMaxwell
    @CredoMaxwell 6 місяців тому +1

    I thank God that you and your family survived the ordeal Bishop ❤ may you find comfort in God

  • @ConciliaTshuma-yu5qp
    @ConciliaTshuma-yu5qp 5 місяців тому

    Askies phephisa Man of God 🙏

  • @phakathikwezinjarsa1436
    @phakathikwezinjarsa1436 5 місяців тому

    Uqinisile Baba Bayaphazamisa Laba Abangenazo Iphiwo Bazophazamisa Abantu Baka Nkulunkulu

  • @ThembelihleMkhize-z8q
    @ThembelihleMkhize-z8q 6 місяців тому

    Rui Moya ONGCWELE
    Siyabonga Bhishob
    Impela uhambo noNkulunkulu lubiza igazi

  • @NonkanyisoVeco-q3q
    @NonkanyisoVeco-q3q 6 місяців тому +2

    Babusisiwe abathemba labo like Thixo.ashaaa! Ndingathi Tata ungazisoli ubizo as long as you breath awusoze ulushiye ndiyabulela Abantu bakulahle enzele azoma nawe uThixo uthe uThixo umntu osathanda izihlobo zakhe akakazumkholisa...Ninoyolo yazz Father ooPawulos Balinde obobugqina no Brother Daniel nabobonke uyavela uThixo ndiyamazi nam be ndilila uthetha ndomelela kwangoko ndakucinga amazwi elizwi lika Thixo May God bless you and yo Family...sithi ifamily yakho Thina sikholwayo phuma ebantwini amehlo wakho uwathi ntsho kwimbangi nomgqibeleli wokholo lwethu Ume net Soo uThiixo uzozithenga Zonke izinto ezakulahlekela zizobuya seven times seven yazz usazokuthwalisa nyhan ke ngoku uThixo wethu...From Flagstaff Eastern Cape..🔥✨🤣

  • @Bhekizwane-vw3sm
    @Bhekizwane-vw3sm 6 місяців тому +1

    May the God of Mighty be with you!

  • @busimphuthani8832
    @busimphuthani8832 6 місяців тому

    Prayers the lord father god is good is the protector thank you for the god jesus christ is our guide thank you father for your life and your family amen.

  • @fikilesambo4770
    @fikilesambo4770 6 місяців тому +5

    Ey pastors bona are the one come first to attac other pastors instan of protecting each other

  • @zamelentombizonke4668
    @zamelentombizonke4668 6 місяців тому

    Imona uyinkinga ..but kukho konke sibonga uNkulunkulu Bishop

  • @rosemnguni3205
    @rosemnguni3205 4 місяці тому

    Bishop ukukholwa kuyabiza kodwa izwi lithi sithembeke kuze kube sekugqineni , uthembekile othembisile usmakade umafunga angajike.

  • @ProtectedbyGodOnly
    @ProtectedbyGodOnly 6 місяців тому +1

    💔Ayiboooo kanti uMona unje!!

  • @nonkanyisokhumalo7957
    @nonkanyisokhumalo7957 6 місяців тому

    Makuthiwa siyidlula emlilweni singashi..... Singene emanzini amaningi angasikhukhuli..... UNkulunkulu wethu uyama nomuntu wakhe shame 🙌🙌🙌🙌

  • @VuyoNtlanjeni
    @VuyoNtlanjeni 6 місяців тому +3

    Faithful GOD🙌😇❤️

  • @NeliciousSthole
    @NeliciousSthole 5 місяців тому

    Siyezwa mfundisi ungowecebo lika Jehova hhay elabantu ababuswa umona konke okudliwe iskhonyane kuzobuya sekuphindiwe ngoba ungowecebo

  • @bonginkosizondo8871
    @bonginkosizondo8871 2 місяці тому +1

    Kodwa ngathi ungakuthola ukuxola Mfundisi ubathethele nalabo abashisa umuzi wakho bakhishwe ejele

  • @NtokozoGumede-h2s
    @NtokozoGumede-h2s 6 місяців тому

    Iqiniso elimsulwa Mfundisi nami ngikulenkinga yobizo .inkinga engihlangabezana nazo zinzima kakhulu futhi usho njeiqiniso😊

  • @lydiamokeki5907
    @lydiamokeki5907 Місяць тому

    Umona WA bantu . U muntu unjalo . U muntu usile emhlabeni

  • @elsielebese6391
    @elsielebese6391 6 місяців тому

    Yebo Baba, ubizo into enkulu. U Babu u NJ wayethanda kukhuluma ngobizo. Isandla sika Nkulunkulu besi phezu kwako.

  • @nkosinyaba8377
    @nkosinyaba8377 6 місяців тому

    ngyazwelana no Bishop nami ngike ngaba kulenkinga ngyabazi lobuhlungu

  • @KennethZungu-xe9wo
    @KennethZungu-xe9wo 6 місяців тому

    Kwaze kwababuhlungu nakimi Hoo!!! Jesus

  • @idahnkosi
    @idahnkosi 6 місяців тому +2

    What a God we serve

  • @GraceChilunga
    @GraceChilunga 6 місяців тому

    Life is full of drama,,, kulungile Uma kuintando yako Jehovah ❤❤

  • @Cabangile-u4s
    @Cabangile-u4s 6 місяців тому +1

    Lesi simo sicishe sifane nesikamfunfisi uMpungose. Usathane umelene nevangeli

  • @zanelemadlabane2058
    @zanelemadlabane2058 6 місяців тому

    Bayakulwa nawe,kepha abayikukwahlula,ngokuba nginawe,usho u Jehova ukuba ngikophule Jeremiah 1: 19

  • @KhangelaniNyombolo
    @KhangelaniNyombolo 6 місяців тому

    Mfundisi wam mina ngikulonkinga kumanje when uNkulunkulu ekusebenzisa ekukhulumisa izinto ezikulu ekubonisa izinto ezikulu bayakhuluma abantu bathi uthwele kumanje ngikulonkinga but I know my God good

  • @phindile32
    @phindile32 6 місяців тому +1

    Siyambonga uNkulunkulu ngokmela igama lakhe

  • @Shorts37527
    @Shorts37527 6 місяців тому +4

    Ohh kshuth uSathana wayenyakazisekile yimvuselelo.

    • @thuladumakude2511
      @thuladumakude2511 6 місяців тому

      Yep iyona ndlela alwa ngayo ukungena kumuntu busted Devil

  • @nontobekongubane8019
    @nontobekongubane8019 6 місяців тому +9

    UNKULUNKULU uyama nomuntu wakhe syambonga uJesu mfundisi, Ave ngakuphikela ngingakwazi I only know umama wakwakho sasfunda naye ngapha EThekwini.... UNKULUNKULU aqhubeke ame nani mfundisi

  • @nokuphiwaskhosana267
    @nokuphiwaskhosana267 6 місяців тому +2

    Kuhlezi kunjalo, abantu abamnyama abamfuni umuntu ophumelele

  • @nokuthulabuthelezi6130
    @nokuthulabuthelezi6130 6 місяців тому

    My God is always faithful🙏🙏

  • @lydiamokeki5907
    @lydiamokeki5907 Місяць тому

    Mfundisi .u muntu uhlezi anenkinga ngaso sonke isikhathingiyakubongela phila NAMI ngiya phila . Kodwa nabangasekho abakini bakhona noma ungathini akusiyena u jesu kuphela nomndeni wakini okuzalayo ongasekho nabo wonkulunkulu bakho noma ungathini

  • @NomkhosiAmandaNdlovu
    @NomkhosiAmandaNdlovu 6 місяців тому

    Unkulunkulu uhleli emuhle njalo🙏🙏

  • @Phumeza215
    @Phumeza215 6 місяців тому

    A living testimony 🙌 ei nkos yam 🥺

  • @luckychonco5762
    @luckychonco5762 6 місяців тому

    Man of God ume nje uThixo u nawe

  • @ThandoMani-n5y
    @ThandoMani-n5y 6 місяців тому

    Xa uYesu wahlushwa if ungumlandeni wakhe uzohlushwa vele and if unamandla usathana uhlala kuwe laba ebenza intando yakhe uyabayeka afihle amahlazo wabo

  • @MbaliButhelezi-r5w
    @MbaliButhelezi-r5w 6 місяців тому

    😭😭😭😭😭😭😭Ei uSmakade uyimpendulo kukho konke bhuti wam... Kunzima💔

  • @SipheleleMngadi-uy6vf
    @SipheleleMngadi-uy6vf 4 місяці тому +1

    uNkulunkulu uyama nomuntu wakhe.

  • @NomthandazoShezi-v5e
    @NomthandazoShezi-v5e 6 місяців тому +1

    I HOUNOR YOU GOD NCEKU BUT UTHE EZWINI LAKHE OWECEBO AKAQENDWA,WATHI UMA ENGAKITHI UBANI ONGAMELANA NATHI OUR GOD IS ABLE SIBONGA KULIMELA IGAMA LENKOSI

  • @Mzilankathi
    @Mzilankathi 6 місяців тому +1

    Uqinisile bhuti amalungelo asehlukanisile nobuntu nangenkolo😮

  • @bonganixolani2509
    @bonganixolani2509 6 місяців тому +1

    Ngaze ngawsaba umona 😢

  • @NtomboxoloMateza
    @NtomboxoloMateza 5 місяців тому

    Baxolele Bishop abayazi into abayenzayo.

  • @khumbulanikunene9657
    @khumbulanikunene9657 6 місяців тому

    Vele I family iyona yokuqala ezonda ilunga lomndeni eliphumelelayo kuthiwa waphehla amanzi