AmaJaji/iNkomankoma

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 7 лют 2025
  • IShabele/ Hard fern/Pellaea calomelanos

КОМЕНТАРІ • 39

  • @FikileGamede-o1q
    @FikileGamede-o1q Місяць тому

    Siyabonga. Mntungwa. Uchazelana. Kahle

  • @NkosinathiZulu-w5s
    @NkosinathiZulu-w5s 16 днів тому

    Siyabonga Ave ulayelana Kahle mzilikazi

  • @PatienceSigauke-lp3sw
    @PatienceSigauke-lp3sw 11 місяців тому +1

    Siyabonga mtungwa and ngisibonile izolo nzoyasidinga ngilenkinga yesifuba❤❤❤

  • @g.mabongimasuku5180
    @g.mabongimasuku5180 11 місяців тому +1

    Mbulazi omyama , Ngwalongwalo kaMashobana Ntungw'elihle. Nwel'olude kuwe Khumalo. Angithi angiyibongele ngoba angazi noma ngangenwa ugedla wesmungulu ovele angikhombe amakhambi jike angangichazeli sengathi uthi uzoyifunda ivaliwe. Bahambisa amahlathi ngiqwaliz'intaba ngiboniswa amakhambi kodwa lutho inkulumo. Kodwa wena mtanenkosi usomlomo kumina.. Lathi ithongo sokulethela umzukulwana wakho was eMaNtungweni 🤗

    • @KholoKhumaloTV
      @KholoKhumaloTV  11 місяців тому +1

      Qhawe lakithi sibamba ngazo zombili🤝🏾

    • @g.mabongimasuku5180
      @g.mabongimasuku5180 11 місяців тому

      @@KholoKhumaloTV Akwande Mtungwa 🤝

    • @KholoKhumaloTV
      @KholoKhumaloTV  11 місяців тому

      @@g.mabongimasuku5180 wena weSilo 🤝🏾

  • @MakhosiNyandezulu
    @MakhosiNyandezulu 11 місяців тому +2

    Camagu ❤hlezi ndiyibona ehlani and didnt know eyantoni. Zoyikha ksasa

  • @LeonDlamini-nm6go
    @LeonDlamini-nm6go 2 місяці тому

    Thokoza mkhulu ithambe intombi ibewu tamatisi❤❤❤

  • @mariamangwane7085
    @mariamangwane7085 11 місяців тому

    Morning Mkhulu thanks for sharing this video with us 🙏🙏♥️

  • @ChristineSkosana-p2z
    @ChristineSkosana-p2z 11 місяців тому +1

    Siyabonga mtungwa

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 10 місяців тому +1

    Bayede. Inemisevenzi eminingi lenduku,sengizohlala nginayo

  • @yonwabamatinise5124
    @yonwabamatinise5124 9 місяців тому +1

    Thokoza Mkhulu ,cela incazelo ngomacambalala

  • @MichaelMkhize-q1d
    @MichaelMkhize-q1d Місяць тому

    Ngicela ukwazi ukuthi intolwane yenzani

  • @Roomelly
    @Roomelly Місяць тому

    Lenduku ngangiyi sebenzisa for lucky I use to gamble alot and win alot

  • @LatticiaDlangamandla
    @LatticiaDlangamandla 11 місяців тому +3

    Camagu Mtungwa

    • @KholoKhumaloTV
      @KholoKhumaloTV  11 місяців тому +1

      Wena waseMatolweni

    • @InyosencaneTopics
      @InyosencaneTopics 11 місяців тому +1

      Wena wakoMashobane ngcela ungiphe ulwazi ngempande yodumo nebhizinisi👏

    • @gracesimelane3567
      @gracesimelane3567 11 місяців тому

      Siyabonga kakhulu kaSoKhumalo , uhlale usicobelela ngolwazi njalo nje ,ngisacela ukubuza kungenzeke yini ukuthi kube nezincwadi ezi ezithombe zalemithi nosizo lwazo ,ukuze sihlale sinazo ukuze noma uyibona ehlashaneni usho ukuthi le yona ngiyayazi ngeyokuchatha ingane ,ngeyokukhipha inyongo umfoka Khumalo uke wayikhipha uyeke ebhukwini lelo ufunde yenzani ,kube ukusizakala njalo esizweni sikaMthaniya ,cha bengisika elijingayo, ngaze linqakwe yizinja Mntungwa

  • @MulamuliGwala
    @MulamuliGwala 2 місяці тому

    Kanti ubaba Ukhumalo akanayo yini i number atholakala kuyo ukuze afoneleke???

  • @joycepewah6161
    @joycepewah6161 3 місяці тому +1

    Makwande

  • @LiziweDuma
    @LiziweDuma 6 місяців тому

    Kwande Mkhulu🙏🙏

  • @bonginkosizulu3515
    @bonginkosizulu3515 11 місяців тому

    YINHLE KAKHULU UMA KADE USEBENZISA UMUTHI WOKULWA UMA UQEDA UKULWA NGEKHUBALO UYIFAKE EMANZINI UGEZE. ELINYE IGAMA LAYO UVIKIZITHA.

  • @thandokaziweliswa7875
    @thandokaziweliswa7875 11 місяців тому

    Camagu mhlekazi ndikulandela oko kwelikhasi lakho kwande mhlezi

  • @LinkyMafuleka
    @LinkyMafuleka 10 місяців тому

    Sawubona mkhulu sicela usihlukanisele uMalilisa noZililo

  • @SONNYBOYNONTOKOZO
    @SONNYBOYNONTOKOZO 11 місяців тому

    NGICELA UKUBUZA UKUTHI LENDUKU EKUVIKELENI AMAPHOYISA EMONTWENI INJANI

  • @qondankhumalo-qt4cp
    @qondankhumalo-qt4cp 11 місяців тому

    Mbulaz

  • @McolisiMaduna-hc1qn
    @McolisiMaduna-hc1qn 11 місяців тому

    Mtungwa lasenhla
    cela kubuza iyangena kwezimhlopho

    • @KholoKhumaloTV
      @KholoKhumaloTV  11 місяців тому

      Ngingasenga ezimithiyo Qhawe ,Yona yinhle kakhulu emacaleni

    • @bonginkosizulu3515
      @bonginkosizulu3515 11 місяців тому

      UYIFAKA KANCANE NJE. INGEQI.

  • @AntonyDyusha
    @AntonyDyusha 2 місяці тому

    Thank you mntungwa l will more for you

  • @bonginkosimlaba4388
    @bonginkosimlaba4388 10 місяців тому

    I need ur number mbulazi