Gwemani Bobaba eMa Hostela ningazingenisi ezindlini zenu Noma bengakuzonda omakhelwane its okay as long you are safe n the kids are safe Ngoba nomthetho wase Mzansi uyabheda
If it wasn't about transformation live i swear I'd be arrested by now based on how i used to think about some situations n acknowledging my anger as a person Learning day by day from the stories that MC is sharing changed my way of thinking as a victim of being threatened (⚰️🗡️) by someone whom we had a misunderstanding about his ex 😢
Washaya bhuti kuza u June nje kuzo Gcwala uquqaba njengoba kuzovalwa izikole Mina ngise Glebelands hostel emlazi I chaios ziyeba zithula izingubo kolayini
I have same story a chartsworth eloxion elidala ngashaya ngashayelwa into engekho ngaze ngaboshwa ngentlantla zange ngigwetshwe kodwa 10 months ngahlala ejele ngitokile😢😢💔💔
Views are far more than likes, please folks let's remember to LIKE he is doing a wonderful job🙏🙏🙏
Honestly MC when you don’t upload I got to sleep with a broken heart
Same here😂😂
Lol I check every day now and again on Tube if there’s no video uploaded by transformation live🤞😂😂
@@sabelongqulunga8486set notification bro
Me alsooo 🥹🥺
Eishh ibhadi yaz 15 yrs
First to comment ngibongisen ...ngibhale kahl nama exams ngikhulekiseni bo sisi nobhut❤❤❤
Uzophasa ngamalengiso uzobona. Emva kwaloko usimeme sizodla inyama😀
Lenkinga indala mina nje angibafuni abantwana endlini yami hhay ngoba ngibazonda abantwana ikinga nabazali bayakwazi ukucupha ngene uma bekuzonda
Phambili nge transformation live phambili.
Viva MC Viva.✊✊✊✊
Xoshani ingane ezindlini zenu ukuze nigweme amashwaaaaaaa 🤞🏼
Sometimes i play these videos just for me to fall asleep.. So they don't only teach me but also make me to fall asleep. 😊
Me tooo😂😂😂😂
Nami 😂😂😂
lol same here 🤣
😂
Lwaze kwabuhlungu udaba luka bhuti eyyy yazi ngiyafunda usuku nosuku siyabonga bhuti qhubeka nomsebenzi wakho omuhle 👏👏👏
Our justice system is failing innocent citizens
Kunzima yazi kunengane kadade wethu emakhaya ngoba ngila egoli ngokutohoza ngokulalela wena bafo angifuni nje ingene endlini yami ngisho umama ngamsthela ukuthi bangayithumi kumina ngoba isingene umkhuba wamanga nami ingaze ingigile ngibonga uhlelo lwakho lungifundisile kokuningi yazi🤝👍
Ngithi nje angidlulise ukubonga ngomsebenzi wenu omuhle.
Please monetize the channel so we can become members who pay monthly membership
since transformation live was introduced i never miss an episode# UFS bloem campus approves
Siyabonga Bhuti ,uqhubeke Qhawe lakithi mina sengifunde okuningi ezinkulumeni zakho.
Gwemani Bobaba eMa Hostela ningazingenisi ezindlini zenu
Noma bengakuzonda omakhelwane its okay as long you are safe n the kids are safe
Ngoba nomthetho wase Mzansi uyabheda
Our justice system is a true failure. Perpetrators get away free, innocent people go to jail. Ayi ayi 😢😢
Ey syafunda Mc ezindabeni ozixoxayo enye ngane yakwa makhelwane yathi kimi malume ngicela kukuwashela ungiphe Mali ngathi cha ngane yami dlalela kude nje nami ngoba ngyabazi abantu esphila Nabo kulendawo esyakhele ngoba ngelinye langa ngingazithola sengivalelwe
Siyabonga MC Menzisto kodwa lento yezingane iyinkinga nasemqashweni mina ngithi ngisho kuthiwani ungavumi izingane zijwayele endlini yakho ngisho kuthiwa uwumuntu ozikhonzile ngoba kubakhona abakusola ungenzelutho and mangabe sekukhona okwenzekayo bavele bethi kade kwasa siyisho lento ugaxelele ubala baningi abantu ababoshelwe isimo esikanjalo😢😢
If it wasn't about transformation live i swear I'd be arrested by now based on how i used to think about some situations n acknowledging my anger as a person
Learning day by day from the stories that MC is sharing changed my way of thinking as a victim of being threatened (⚰️🗡️) by someone whom we had a misunderstanding about his ex 😢
Si bonga kakhulu mfo ka Cebekhulu ngo ku si cebisa kwaakho mihla na malanga🙏🏿🙏🏿
Manje ingane yona ayisafakazi ngani ukuthi akuyena lo Mfo
Umbuzo wami lowo
kuya ngeminyaka izingane azikwazi ukukhuluma into eqondile enye ivuma yonke into nengayazi
Nami ngizibuza kokho ngoba ziyabuzwa azifakwa enkantolo kodwa zikhuluma Kuma social worker
Uyindoda MC ngyohlezi ngikubonga uyasiqwashisa Phambili ngawe!!
Asbonge Lindamkhonto🙏. Baqinisile abathi icala lembula ingubo lingene. Lelicala liweak, lidinga ummeli osaziyo istory sakhe aliwine lelicala , iphume lensizwa ejele. Umuntu uyafunda nsuku zonke kulechannel
Mhh kwab'hlungu ibhad elingaka,angeke ul'fungele ijele🤞
Yingakho la eSA singekho ready for isgwebo sentambo.
Keep it up my brother what u doing is very important to make ppl awer about life
Mina these videos mostly have made me to try to be vigilant humble appriciate life and be thankful to God towards what i have
Ayikho right indaba yokuhlala kwezingane emahostela
Sbonge Mangethe uqhubeke njalo nomsebenzi omuhle syancela kogwansile 🙏🏾 zinsizwa zakithi asivuleni amehlo impilo isinzima esikhathini samanje🤞 nani bodadewethu syacela nihlale nibaqaphile abantwana ngasosonke isikhathi bengapheli ehlweni lenu 🙏🏾
Nakuba ngingeyena ummeli, kodwa kubukeka sengathi abanele ubufakazi obuholele ekugwetsheni kwalensizwa. Ingane ayishongo ukuthi nguye eyambona, futhi abukho nobufakazi be-DNA, futhi akekho omunye ufakazi othi wambona enza icala, yindlu kuphela into embophisayo. Ofakazi balensizwa abazange banakwe. Mina ngithi lensizwa ayilwe ize uthole ubulungiswa. Ummeli kwakufanele alidlulisele phambili lelicala libhekwe amajaji amathathu enkantolo yokudlulisa amacala eMgungundlovu.
Kwadlalwa ngaye lomfo,ayikho into embophisayo kule story,umthetho wasemzansi imfeketho yento.
Justice ayikho yerr😢😢
Siyabonga bhuti
Siyabong nathi Menzi
Tjooo😢.. Yabona uma kthiwa ucingwe ibhadi laze lakthola☹️... Impela limbhula ingubo lingene💔
15 years wamahhala, Ai ibhadi enyinto struu
Haaaa ayibo ngaphi kokuthi kokuthi ulahlekelqw izimpahla ngapha so sengaze antshontshe impahla zakhe phoo ayi mthetho wase SA kanti unjan nje 🤔🤔 ingakho ngikhiya ngisho ngiyokha amanzi empompini
Ngibale nami bhuti kulelothimba elithintekayo ezinkulumweni zakho🙏
Ewuuu Nkosi yami kazi Sophephelaphi
Cebekhulu❤
Ibhadi nje leli,lendoda ukulunga kwayo kuyibulele buka manje iboshelwe iqala engalenzanga.kodwa if kunguye owadlwengula lengane why pho izimpahla ezazisendlini zantshontshwa? Iqala livula ingubo lingene ngempela.
Transformation live iyaphilisa kakhulu 💪🏻
Painful story kwakubi kulomfo koda kuzodlula. Syabonga mc ukusiqwashisa ngamahostela
Kuqinisiwe makuthiwa icala lembula ingubo lingene
Molweni mc mna sengikubonile ubaluleka kwenu
Mna 2020 ngabanjwa just weekend umangibuya ndabuya msebenzi usuphelile
After kulaba engizalwanabo akhonomnye owayengisisa kodwa mina bengisebenza kahle ngibanakekela
Impela icala lembula ingubo lingene. Sithwele kanzima singamadoda
Washaya bhuti kuza u June nje kuzo Gcwala uquqaba njengoba kuzovalwa izikole Mina ngise Glebelands hostel emlazi I chaios ziyeba zithula izingubo kolayini
Connecting all the way from Botswana,I can't sleep without watching you ❤.
menzisto mfethu ngike ngakhuza igenge yakith ishaya umuntu kab kabi kabi
ngendlela efana ncamashii nale eyakbophisa.😔😔😔.
Kant kunjan ezwen bakth😢😢😢😢😢😢😢
Power 2dat Menzito❤
Awu bafwethu aze athwala kanzima amadoda emhlabeni !
Bulubexe we judge, anyway justice yonke nje ngumsangano
Ingane eyomkhulula ubhuti
Yoooo ey yabuhlungu indaba yalomjita.
You are there to help us with your advice. Thank you morena Matete
I have same story a chartsworth eloxion elidala ngashaya ngashayelwa into engekho ngaze ngaboshwa ngentlantla zange ngigwetshwe kodwa 10 months ngahlala ejele ngitokile😢😢💔💔
2013 ngeke khohlwe
Nathi emzimkulu sith siyabonga bhuti 🤝
Ingane Yamubona umuntu ephezukwayo khathi iphaphama ,Kanti kayibuzwanga yini ukuthi Kwakuwuye yini umnikazi wendlu
Sometimes unkulunkulu uyakubeka endaweni enzima ngenhloso yokukubalekisa ekufeni uthi ungenacala ugwetshwe ngumfisela inhlanhla ubafo engathi engatholakala umuntu owenza lesisenxo
Good Job my guy.
Listening from Durban
Cebekhulu mngani wam
Amanga akho aseyanyanyisake manje ngoba sekwilawa asobala
Umuhle umsebenzi owenzayo mfowethu kuningi esikufundayo
Okushaqisayo kuloludaba ukuthi lengane yasithanda ukuba ndadlana, okushukuthi yayingasho if kunguye lomjita wase Bhukhanan. Okwesbili nezimpahla zakhe zebiwa kulesi sigameko. Kanti umthetho usebenza kanjan bafwethu ? 😢
Wahlulwa yikuykhulumela lobaba aze agwetshwe nje
Manje ama tv impahla yi prove mos leyo ukuth abantu ba yebile 😢😢😢😢 our justice system mxm
Lento yerape Kitt ayikho ngyazi Mina m from SAPS
🇱🇸🇱🇸 Lesotho we are listening to you I wish to gave you My story
Lezishiphi zilibele ukuhlwibila amafinyila la azi like lemsuzo le
Uma kthiwa kthiwa limbula ingubo lingene ksuke kshiwo into enje kwaze kwabuhlungu
Liked already sir....
Kwanzima 😢
Hostel angilifuni noba ngilibone,lapha Hostel lase Gleb u babamkhulu wangishiyela indlu, nobaba wangishiyela indlu ngathi nje ngina 2 months ngihlezi kwangena 3 yezinsizw ziphethe iyibham kwathiwa asi transfele imali 😂ngavuka ngakusasa ngathutha
Muhle kakhulu umsebenzi bafo.
Ifika ihluleke kuphi le ka 'beyond reasonable doubt' uma kunje?
Ngabe i quality yabameli engekho right or i justice system ecindezela abasolwa?
Eish ibhadi malikulandele
Izinkantoko sase south African masimba umuntu ubelwe kwathathwa izinto zakhe uzobopha yena masimba umthetho
Ibhadi kdw, izingane ze ex, zisuse uduze nawe bcs isitha sakho, ngacabanga ukuthi wagcindezelwa na iyona mxm, impilo inzima
Hawu kwakubi manje i nkantolo ithini ngezinto ezalahlekayo noma wazintshontshela yena lombemu yonake ingane inangaki ukuchaza kwayo ukuthi abanye bqaemnyango konke lokho umsolwa kuyamqelelanisa necala kanti umthetho unjani
Umusa walensizwa wayiholela ophathe...🙉
I learned something from this video
My birthday today bhuti omdala 🎉❤🎉
Kazi ezinjani eningayixoxi or it wasn't good enough
Hayi bo mfo! But why does the justice system do this to another person? What about his items that were stolen?😮😮😮
Nam ubaba wengan yam uboshiselwe into angayenzanga uhamba icala njengoba sikhuluma
Yabona nokuba nice loku kyafakana eynkingeni🤧
Let's try by all means not to skip the ads
💔💔💔 eyii madoda kunzima
❤dankie bafo🙏🇿🇼
# mc menzistor ❤
This is so painful and unfair. The guy was just being kind to the kids and this is what happened.
Engathi ningavota kahle ma transformers amahle nivotele inkulule okwesibili ithuba lethu futhi leli lokuthi kushintshe ubuholi obusiphethe.
Clicking like is not even a second guys..
🤟
Very pain situation
In my bro, when learn everytime u posted
Uthini ngampela ?
💞💞💞
The state is involved in creating terrorists," hurt people hurt people " labant abahambe bedubula abantu hlamp babeboshelwe amacala abangawenzanga
😢😢😢
❤❤❤