Uhambo noNonkulunkulu: Nombuyiselo Ngcobo
Вставка
- Опубліковано 10 лют 2025
- Umuntu nomuntu unohambo lwakhe, namhlanje sixoxa no-Nombuyiselo Ngcobo.
Kulesiqephu uNombuyiselo usilandisa ngecebo likaNkulunkulu ngesikhathi esezothatha uMyeni wakhe owangumuholi webandla.
Kuningi abaxoxa ngakho kulesiqephu, thola kabanzi ngalokhu ngokubukela lesiqephu
#UhamboNoNkulunkulu #Eshilo #UkhoziFMTV #UkhoziFM64 #30YearsOfDemocracy
Wow. Honest speaking ngingeniswe i-appearance yakhe, I suspected ukuthi umuntu onoJesu lo from ekhanda, indlela agqoke ngayo and her nails. And bengfisa ukuzwa ethinta uJesu, hearing her saying "in the name of Jesus" ngabona ukuthi kuhamba kahle impela. Uyisbonelo ukuthi umuntu okholwayo noma onoJesu uphila kanjani.
Syabooonga
Ngaze ngakhala ngikhaliswa indlela achaza ngayo ngomoy' ongcwele kutsi is everything waze wangiphilisa mama Jehovah akucinise njalo
Mmmmm Nkosi yami ngimazi kakhulu ubab' Ngcobo indoda kaNkulunkulu leyo, ngithanda kakhulu leyokuba umfelokazi ogane icebo likaNkulunkulu akukhulise njalo uThixo ohambweni lakho naye🎉❤
Happy to see Mrs Ngcobo after such a long time
May God protect you sis❤
And ikuye lento kankulunkulu kakhulu bandla even at work awumbuzi ukuthi uyakholwa yini it's evident in her conduct uJehova ambusise kakhulu❤
Waze wamuhle lomama ufana noMroza Buthelezi❤
Mangcobo is beautiful ❤❤
The interviewer is amazing ❤😊
I love how emotional the interviewer was, I was just as emotional watching this episode, Mrs is a strong woman that trust God
Ngajabula ukukubona MaNgcobo ngakulalela okhozini strong women uqhubeke umthande unkulunkulu ❤❤❤
UThembeka nkosyam ukhaliswa ukuba nozwelo nokungena ezicathulweni zika mama uNgcobo. Phephisa mama uNgcobo uJehova unawe. Ima nje usekukhulisile uSmakade.
Wamuhle unkosikazi ogezwe igazi
Qhubeka cc omncane
Unkulunkulu uyayazi into ayenzayo