Gogo please have a topic on being wronged. Sometimes people do us very wrong uze ufune to take a stand but you know revenge is not good. Udlulisa njani when people go out of the way to do evil to others. Thokoza🙏🏾
Ey gogo waze wayiphatha itopic engithinta ngalendlela Mina I had to even sell my car coz kwasekunama hlebezi okuthi sengiplaneliwe ukuthi bazoythatha ngenxa nje yokuthi I was the first one to buy a car ekubeni I'm the last born and my eldest brother doesn't have one kuyimanje it's been 5years Mina no bhuti wami asikhulumisani ngenxa yomona ey ngiyawusaba
Gogo kumina its quite the opposite izitha zami zisenkonzweni, even today angazi ukuthi what have I done. Ngisinde my poisoning nengozi yemoto because of umona. So this is escalating to my family silwela ilifa likababa and sometimes kunzima nokulala I'm busy thinking ukuthi why me what have I done? Please help me gogo yo deal nalezalukazi zase nkonzweni and I'm no longer going to chuch
Listening to ugogo bathini Mbatha has really improved my understanding about how life is
You are a blessing to soany of us uyakha kakhulu stay blessed baba we look up to
Wow Gogo uyamakha umuntu.uyafundisa nyani gogo
Thanks. Kubalulekile ukuthi ngozibheke mina kunokuthi ngibheke abanye eceleni kwami ukuthi banomona. Siyabonga salukazi.
Ngeke baphumelele nomona wabo. Yibo labo aba-dislike ama-video before even watching... akobe kuyobafikisaphi🤷🏾♂️
kunjalo mona mubi xem
@Real TV1 please keep up the good work bafo🙌
unyanisile
Dankie salukwaz sendoda
Who's with me here again in 2021...So much wisdom
Gogo please have a topic on being wronged. Sometimes people do us very wrong uze ufune to take a stand but you know revenge is not good. Udlulisa njani when people go out of the way to do evil to others. Thokoza🙏🏾
I support!🙌
Ey I support the suggested topic
I second
Isifo ngempela lesi🙌🙌🙌
God bless you Gogo...be patient with us we are learning💛
Batshele salukaz’ sendoda utshaye khona nqo! Mina I’m not saying I’m perfect. Nginawo nami sometimes but I pray everyday ukuthi unkulunkulu awususe emoyeni wami. Ngoba umona uleth’ umnyama ngek’ uzuphumelele ngawo Ngiyabonga🙏🏾
Nicole Jha mf2 ngiyayithanda lento yokuwuvuma umona ngoba uzokwazile ukwelapheka.Nam nginawo ngisizwa yikho ukuth ngithandaze ngicele kuye nkulunkulu kuth awususe
Ey inamandla lenkulumo ey!! Yooh! Dankie!!!
Ngaze ngabonga! Yinhle iyancomeka i-video eneqiniso😥 ayikho into engingayizwa njengomona. Iyaxaka indaba yomuntu onenhliziyo embi. And it's true, umona uyakhula futhi kubanzima ukuwuyeka if azange ulungise inhliziyo yakho kuseneskhathi💜
Siyabonga Gogo . Fore sure abantu abanomona abalali. 👏👏👏
Mkhulu you are such a blessing
Siyabonga gogo uyasakha
people have time and energy to waste instead of focusing on themselves and working hard to achieve their goals.
Siyabonga ngokusakha uma sihlulwe impilo Kobe ukungalaleli thokoza gogo🙏🙏🙏🙏🙏
Good day,We are blessed to have a man with so much calibre.Gogo thank you for having so much confidence in what you do.Your words are pure medicine.
Gogo ushaye khona. Umona yinkinga enkulu ebantwini.
Thokoza gogo waze wayikhuma indaba enkulu yomona umuntu aze angtshele emehlweni ukuthi ngeke ahlulwe uwena wenze into naye ayenze
Gogo shaye khona impela.
Bano mona abantu umntu amonele omnye ngento nje ukungekhe ucinge ukuba inga bangelu mona.
Suke umntu akumonele.
Kodwa soze kugcine omonashe ngee mpilo zethu.
Thokoza Gogo...
Asibonge Isalukazi. You are a star
gogo ngiyabonga kakhulu ngefundiso yomona, ngifundile kule video yakho
Cha uthinte khona Gogo ave benomona abantu la ngaphandle 😢
Thokoza gogo.As always you impart the relevant.I wish people would focus on their lives more,jealousy breeds bad karma . Makwande
Dankie Gogo Spirit this is just what we needed to hear makubenjalo
Ey gogo waze wayiphatha itopic engithinta ngalendlela Mina I had to even sell my car coz kwasekunama hlebezi okuthi sengiplaneliwe ukuthi bazoythatha ngenxa nje yokuthi I was the first one to buy a car ekubeni I'm the last born and my eldest brother doesn't have one kuyimanje it's been 5years Mina no bhuti wami asikhulumisani ngenxa yomona ey ngiyawusaba
nanah thusi siyafana dali, nomkhwenyana wami akamufuni ngoba uthi uboneni lakumina, ngifanelwe ukuphelela ekhaya. Mina ngathi ithongo lihlezi linami
Kwaze kwacishe kwafana okwam nawe mtaka ma.mina uthi ngingazgibelisi izngane zakhe emotwen yam caz akayfuni fut .ngizozgigqa nemoto izingane khe.kulikhun but idloz lizosphendulela oneday
Salute NDABEZITHA👊🏾👊🏾
Gogo kumina its quite the opposite izitha zami zisenkonzweni, even today angazi ukuthi what have I done. Ngisinde my poisoning nengozi yemoto because of umona. So this is escalating to my family silwela ilifa likababa and sometimes kunzima nokulala I'm busy thinking ukuthi why me what have I done? Please help me gogo yo deal nalezalukazi zase nkonzweni and I'm no longer going to chuch
Thokoza Gogo.We are Blessed to have you.Always you hit the bulls eye.Stay Blessed and grow more and more Salukazi se Ndoda.MALUJU.
Gogo syabonga ulwazi osipha Lona. Ngicela sike skhulume iyndaba zokuvala umkhokha wokuchithekelwa izisu
Wathatha ngesifo esibi gogo esigcwele ezweni nje lonke ningazani phofu, ndiyabulela
Siqhinisile isticker sekhumbi masithi "umona ifà lezinja"
Uyibekile Shandu🙌
Kuraf Gogo i had to hide ukuthi i have completed my degree didn't even go on graduation, for safety reasons
That's being cĺever very clever but dont worry your ancestors will protect you🙏
ai at times kuyafana babusy kuma mirror abo basibhekile thina sibusy ngelife yethu
Thokoza gogo siyabonga
Thokoza Gogo👏
Ngiya bonga GOGO Bathini
Hmm uyayinamathelisa Mfowam
💯Qiniso kuwe Gogo, from 02:13 to 02:25. I always say "umona wabo uyangibusisa nginyukele phezulu" 😜
Wayibeka salkazi seNdoda indaba yomona. Injalo nje Mkhulu. Ushaye izwi eline.tshebe. . Ume njalo nje Mkhulu.
Camagu gogo ndifunda kakhulu nge video zakho and i wish you do a topic about ngama bhanti how they protect people
Ey Gogo wayikhuluma indaba ngyaktshela lesifo sibi ngempela ngoba kuvele kube sengathi umuntu onesichitho kanti lutho umona wenhliziyo ebophile... ngyawusaba umona ngoba basanda kungishaya ngombhulelo emakaya 🙆♂️😥😥🏃♂️🏃♂️🏃♂️
Le meilleur conseil jamais...
Muhle umsebenzi wakho Gogo...
Ngizoza gogo ngicela usizo lokuguxungwa umona nje😄
I love you gogo Bathini
Nnete Thwii!!!
Ngi yam Zonda Umuntu ono mona nala a Nyathele khona
Hey nkosi isifo esibi gogo
awu gogo thokhoza
Thokoza Gogo, Mina ngisacela ukhulume ngodaba lokuthi yini okumele ukwenze uma uthole abantwana abangama wele bese kwende elilodwa. Ngabe liyenzelwa umsebenzi? Uyalenzela itshe lesikhumbuzo? Uyaya ethuneni uyomulungisela? Ufika wenzeni mase ufikile khona?
Gogo please help me angisazi ngiyenzeni things don't change even lo muntu ngimuhambayo ngina 3 years but no change
Wayibeka ngobinjalo Ndabezitha
Camagu Gogo🙏🏽👏🏽
Thokoza gogo siyamazi lona okudlela umona angazi uxakwe yini engabe uzinaka yena....... yiko ngeke saze saya kuye angaze asithwalise umona lol
I nhle imfundiso yakho, ngiyabonga,
Thokoza Gogo. Yhu wase wayithetha inyani. Abantu bano mona pha pandle andinabhongo. Rhaaa! They're really sick. They need help! 🤞🏽
Makhosi!
Gogo kumele mangikubone.
I love this men🌍
🙌
Thokoza gogo🙏
Jealous is the freedom for fools.Thokoza technician yedlozi engineer yomsamo.
God bless you you gogo 🙏🙏
Wakhuluma kamnandi gogo kwashukuma indawo kwaye lento okhuluma ngayo yomona nenhliziyo embi nabefundisi bezwi lenkosi bahlale beyishumayela.
I just went on a rant about this on WhatsApp. 👏🏾🕯️
Gogo ngi phupha ba ngi nqaba ngo mutsi and then they rubbed lo mutsi on my stomach. And i am now sick
Makhosi 🙌🏾
Gogo it's as if you know what is happening in my family. Iyo it's just too much. Thokoza Gogo 👃🏿
First comment. Thank you gogo
Imbiza yomona ayivuthwa
Camagu gogo 🙌🏼
Thokoza Gogo
Mona ke tjhefu hle .
Unomonaaaaa 😂😂😂
👏
Camagu🙇🏾♀️
👏👏👏👏👏👏👏
❤️
💜💜💜👌👌
Ngob neziny' izinyanga zikumonela gogo🤬#gede indabayomona!
Esona sifo sakesasibi umona
Kubi bahlali.
U foste i life😂
Ngizoza gogo ngicela usizo lokuguxungwa umona nje😄