Ngicela uMaskandi ubuyele ekutheni ukhulisa abantu ngempilo hayi lento yokudelela nokuba nochuku. Social Media eyezingane hayi abantu abadala uma ingakungeniseli imali
Kubhlungu bafwethu ukufa komuntu kdw ake beyeke abantu ukusebenzisa social media ngendlela engenaso isisoka akube into yokfaka imali bafwethu not ubunsizwa
Aww Bakithi ngo Dubula
Uuuuuuum kusazo fiwa bafowethu maniza kumaskandi nizodelela maseni delelwa seni bulala, uuuuuuum lo somatekisi vele ufunani emculweni
Ngicela uMaskandi ubuyele ekutheni ukhulisa abantu ngempilo hayi lento yokudelela nokuba nochuku. Social Media eyezingane hayi abantu abadala uma ingakungeniseli imali
Ya khona ali mfwethu injalo nje abantu abanciphise inhlamba ! Kwakubonakala khona ukuth kogcina la!
Yooo eyi kwabuhlungu kodwa ayi akekwehle ubunsizwa obungenasdingo ku Tik tok
Hhaaayii Booo Kanti lento iyiqiniso 🙄💔
Hawu ninjani kodwa social media nidinwa niyobulala abantu...
U max makhanya akaphendule uyalazi iqiniso
Okubuhlungu ukuthi bahlohlwa abantu abathize ukuthi bathuke abanya abantu okukuthi bona abanankinga kumanje umndeni wakwambatha onenkinga kodwa ongabonanga ngeke impela aphinde
MMM KWAZE KWANZIMA RIP DUBULA
Udelele kakhulu lo Dubula fuseg indaba yakhe ku ngona nikhuluma manje 😡,nawe Mgibe usazo socongwa 1 day nithuka bantu ku ngekho sidingo!.
😂😂😂😂 No Max basazombamba. Banenhlamba laba
Mina nje ngicela siyeke ukuba personal ezinkundleni zokuxhumana nokuthanda ukuduma kabi ezweni
Hey kanti odubula bathuka abantu kanjena bahlala ko Julie's ibhadi leli emndenini
nikhuze noMax ngoba lokuphapha anakho naye ko tiktok zizokhala strong
Izinsizwa zalapha KwaZulu aziyeke nje ukuthi uma zixabene nezinye ngamazwi nje akos social media bese kuphuma isidumbu kanjena
Kubhlungu bafwethu ukufa komuntu kdw ake beyeke abantu ukusebenzisa social media ngendlela engenaso isisoka akube into yokfaka imali bafwethu not ubunsizwa
Bafwe2 if sisazokhuluma amanga agqubela abantu.ukuthi bathukane kusocial media, basazoshona abantu.Akukho mdlalo la. Asimlalele Ali uqinisile. Mina nje kunomuntu ongithuke kwahleka wonkumuntu ngazbona ngingelutho kulowomphakat obukilelyapage and anmazi naye akangazi, muncane and ngimdala mina, angikhulumi nanaye ukut nje udinwe inkulumo yami engaqondene nayo, umdlalo onjanike loyo, nomuntu ongamazi nongamjwayele. Ayikhuzwe lento bafwe2 ayikho yinhle.
😢😢😢
Mmmmh😢😢😭😭
😢
ngimuzwe exolisa kumavava mina shuthi umavava akayibonanga mhlampe ivideo exolisa eyi ngoba emzansi🙈🙈🙈🙈🙈🙈
Ubhale ukuthini weThembinkosi....anoyibheka into enihamba niyikhuluma
Mmh asazi bakithi
Kwasala uMax ngabencono ukthi uyena oshonile 😢
🙄🙄🙄🙄
R.I.P MFWETH 😢
Nina bantu abansundu inimoshe yaniqeda futhi ngeke nisalungiseka
Isuka muva likholwa izagila bonke laba abathuka abanye abantu bayakhuzwa abafuni ukuzwa umuntu nomuntu uzovuna akatshalike
😭😭😭😭
Haibo khuzekani madoda kulaba abathi kuryt efile nalaba abathi sekumele kulandele Umgibe kuzoba ympi phela Cz o Max makhanya mhlaka 1 Ngeke bona badutshulwe bafe cz bangadutshulwa nabo anytime iyona nto eniyifunayoke leyo ukuthi yenzeke kube nempi Cz ukudubula akukhona okwabantu abathile okuka noma ubani so lento Le iziya kude bazophela abalandeli nijabule nibuye nganeno
Kanti iqiniso yini?
Kanti lelei goli laze labaqenda abantu ngezibhamu kubuhlungu kuyaqaqamba
Social media iyon webhuti ..kuthi abantu bathatha izinto crc lapha
Kanti emhlabeni kunjani
Kuzwakele ñkunzendala
Waze wakhuluma kahle babu Mgube ngakungcono uma bekuthiwa lenkulumo kade wayisho ngoba kade nithule niyibuka kodwa ukuthi ayikhonhle lento yokukhuluma kabi ngabanye abantu
Akaqali ukuyisho useyiphinda okwesibili ngezikhathi zika Bobo nje wayisho
Wathi uyithengela umama wasendlini nje lemonto mfoka mgube
Nalokhu okushoyo akunasidingo
Meyithengela uMama wasendlin kwase kusho ukt angabe esahamba yin ngayo yena awukahle mft ukungamanxa ezindaven zabantu ayyyy😢
Into uma uthe uyithengela umama wasendlini kusuke kungasamele yini wena mthengi uyithinte