I'm a former UKZN graduate. I would appreciate an invitation to further deliberate on this issue. However, to the contrary of what has been deliberated on. Thanks
Nigula emakhanda ke manje Anazinto ntu hheyi niyagula ngempela ke manje uumnyama kunivimbezele izintambo zokufa ziyanidonsa esihogweni ubumnyama bobumnyama kuyanizongolezela ukukhala usizi eningethuliswe muntu anazinto ngothixo nina uthixo usimakade ogibela amafu njengeqwela oncwele ongabonwa ngamehlo okhona kuzozonke izindawo owayekhona umhlaba ungakabikho zonke izinto zenziwa ngaye ukubonakalayo nokungabonakali mxm anazinto nina hheyi anazinto anikahlangani nabantu abathixo thi hhayi umdlalo even nalowomuntu enithi nguthixo they will bow uthixo ukusho nina ukuthi bangothixo uthixo akangeni emasikweni abantu abasiko they came with fallen angels powerful spirits those powerful spirits they made falls gods and falls prophets this is where you are in those demons fallen angels where there is sin there is demons
I’m beginning to even doubt his PhD uNgogi. UShembe uwuKhumalo, the same Shembe was born before King Shaka 😂. Shid maan, ayikho yonke lento. Ukuqhuba nje usuku
Umbhedo yonke into lento futhi ayihlangani. Inhlakanhlaka nje ye history. Kubuse iziNgonyama cishe ezine before kuzalwe Isaiah, lo namhlanje osebizwa ngoNkulunkulu
Not God But say Satan gave them we dont agree to things of satan unkulunkulu heheheheheheheheheheeh........boooobobooooooooooo. do you know God who is God?
Into efe ihamaba phela Thina asimesabi nje ushembe asizona zithutha uJesu kuphela esimesabayo okwazi ukuthatha inyama ayise esihogweni nomphefumulo singasaba laba abafa izino lah emhlabeni abathwele ngani ingakho nje niulala abantu uma bekhuluma ngoshembe kuthwelwe ngani angeke mina ngalwela uJesu kumuntu uJesu uyazilwela noma umuntu angathuka yena uzozilwela myekeni ushembe azilwele uma eyinkosi no weapon shall form against me shall prosper and and the evil word that come to their mount i difuse it inJesus name
kazi ukhuluma ngomlando obhalwe ngubani coz Europeans can naver teach you how rich you are as an african and how capable you are. Ziningi izincwadi zomlando ezikhona ngaye kuncika ekutheni wena ufunde yiphi for what reason.
😂its because this sermon is about a black people thats why you said so you fool,so if i t is about the man you dont know you ll be happy thats why nizond Ushembe ngoba mnyama
This is no different to izinganekwane ezazixoxwa ogogo bethu. Abamlandele nje uShembe ngoba bemthanda alikho icala lapho. Kodwa le yokuthi uwuNkulunkulu, it’s pure madness
Sibongasingaqedi kwisikhungo semfundo ephakeme i-UKZN👇👇👇ua-cam.com/users/liveHa5zutfZNAo?si=F4BDatG2hmIp5i6u
Ng’yabonga kakhulu, I’ve been looking for the full video but I ddnt know where to start …
Amen babaMahaye Amazwi askhulisayo Shembe is the way
AmaKrestu ayalwa bakithi. Lan kukhulunywa ngobu Nazaretha bakithi
Wow nantsi history yamanyani njena❤
Wena ufanelwe ukubongwa ngiyakubonga nami shembe ungunkulunkulu uqobo lwakheongakagamboni uyoze ambone
Nomasonto unjani ntombi?
@Groot_RSA ngyaphila unjan wena
@@NomasontoMkhwazi-k1d uhlala kuphi njengoba mina ngilana eThekwini eManzimtoti?
Dr Mahayi sikuphiwe uzoqaqa ubuzemtiti okwatshalwa kumuntu omnyama akufuni ukuphuma manje ngisho uShembe uvezela noma ubani ukuthi uyini manje kodwa ngobe singabantu abahlukene sohlala sifaka imfundiso engamyisi umuntu ekhaya lakhe lokugcina phambili Dr qaqa makhanda
Mandla mfwethu hhay kabi, ngisazama ukuzibika lana ku Nomasonto. Awume kancane uku-reply(a) lana
UJesu sewafika, kodwa namuhla usendlini emnyama, abasamboni ngoba emnyama. Khula Shembe wethu, abugcwale umhlaba lobuNazaretha. Ngibongela obaba, ukuba bakubone ngale, base bekhombisa thina indaba enkulu
Inamandla Dr Mahaye❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Lokhu kwathiwa ujesu usezobuya bangaki okhokho bethu behamba emhlabeni kulokhu kuthiwa uyeza namanje kusathiwa uyeza uphi pho njengoba nihlulwa uye esephambi kweni kushintshe igama langasho ukt jesu lathi shembe ngoba akekho ongaphinde aqhamuke ezweni owashawa kulo wabethelwa wakhwifa ngamathe
Cela UNkulunkulu akuvule amehlo Kamoya nezindlebe zikamoya. OkwaseZulwini Angeke ukuqonde ngokwenyama.
Nongamthandu shembe uyozamthande
Dr mahaye
It is very true❤❤❤❤❤❤❤
I wish lenkolo isaqhubeka njengendlela uMqali wendlela ayeyihlele ngayo. Manje isishintshile bayenza enye into. UMqali wendlela wayezibiza ngokuthi uMprofeth u Isaaiah kodwa kusuka kowesithathu uShembe bashintsha base bethi akuye uMprofeti uwuNkulunkulu. Sebeyeke ukufunda ibhayibheli ke manje ngoba phela sebrkhonza owabo uNkulunkulu ay lo KaMqali wendlela ibhayibheli elikhuluma ngsye. Inkinga ke ileyo manje
Syabonga kakhulu leli iqiniso elingeke laphikwa
UNkulunkulu munye wadala izulu nomhlaba nomuntu uqobo lwakhe
Impela akekho munye
Akukho ngozi ngshembe into abayaziyo ukuphatha izbhamu banamasecurity abgadile uyisigwili ngenxa yenu nihamba ngezinyawo yena ufakaizcathulo nishiswa yilanga yena upholile ngaphansi kweambrela nobona nini ukuthi kudlalwa ngani ayikho into kashembe vukani ebuthongweni uJesu uyabuya kulindwe nina ukuthi phumani kwashembe uvule izandla uJesu iNkosi yamakhosi ngaphandle kwakhe ayikho enyeinkosi
Sicela abasabatha Kwa Shembe baphendule
Aaaaa shembe kumnandi ukuhlala kuwe🎉❤❤❤❤
vele nezidakwa zithi kumnandi ukuhlala otshwaleni zifele khona yeka izithixo lezi ukholwe uJesu please uthi mina ngiyindlela neqiniso nokuphila athi akekho oyakubaba ngaphandle kwami athi ongangeni ngesango uyafohla athi mina ngiyindlela neqiso nokuphila athi ngiyisango izimvu zingena ngalo zifumane indlelo yaka lomdlalo wakashembe nesibongo ok nishiya ezakini izibongo nigijimela kwezinye izibongo ushembe uyafa ancwatshwe uyobe ume naye ekwahlulelweni enyameni eyonayo liyini ithemba lenu nincabanga ukuthi isiko leli lingenisa umuntu ezulwini nezimbuzi lezi cha akunjalo izulu elikathixo azenge uNkulunkulu athube ushembe kodwa nginesiqiniseko sokuthi uyisithunywa yena kodwa akaveli ngo Nkulunkulu ku Jesu christu akukholwa ngobuzulu please noma ngobuhlanga zonke izinkolo ezinobuhlanga izithixo lezo nginokuningi engingakusho mayelana nalendaba uma ufuna ulwazi ungangithinta akuwona umdlalo ukukholwa pendukani nazi ukusindiswa komphefumulo ngenyani contacts me here. balekelani isihogo nokungazi.
@nkosinathingcobo8053 kholelwa ilokho okholelwa kukona usyeke nathi laskholelwa khona ngoba nawe lojesu okhuluma ngaye awmazi
He is Omnipotent, Everliving,Eversure
DR MAHAYE MAKUKHONA WENA NGEKE SIDLALE ABANTU BECHAZA INTO ABANGAYAZI USHEMBE UPHELELE WAYICHAZA.KAHLE❤
Amen baba Mahaye
Inokosi ibusise konke esikuzwile ibe seyikhulisa ukuhlakanipha nokuqonda kwezingqondo zethu ukuthi siqonde ngempela ukuthu uShembe uyinkosi yenkululeko yethu baNtu abansundu okudume ukuthi bamnyama
I'm a former UKZN graduate. I would appreciate an invitation to further deliberate on this issue. However, to the contrary of what has been deliberated on. Thanks
Yes Jesus is the King
SHEMBE is cult
Shembe is the way
Shembe just a ordinary man ...nothing much about him..just making money from desperate people
😂wow uyadlala wena buphi ubufakazi balokhu okushoyo nomake useke wafika kini wacelimali uShembe?
Singathin ngoba asazi
Uwena osuchaza uShembe ukuthi uyin
Uyamazi yini yena noma ?
@@SiphamandlaGasela lokhu okushoyo uyokubona uma sekufike umhla wakho wokuphela uyobona ukut ushembe ungubani
@@NomasontoMkhwazi-k1d Ayike khululeka nje ngami uShembe uNkulunkulu mina ngyamazi angilindele ukuthi kuze kufike umhla wokuphela ukuze ngmazi
Abantu aba brainwashed abaphika uShembe basacindezelekile shame
@SiphamandlaGasela impela bhuti
You’re displaying a shocking inability to understand basic concept
Sibing ngolwaz bagxeke osiyaz njengob benza ngob muntu omnyama akasoze aphumelela ngenx yenzondo nomona
Syabonga thina
🎉🎉🎉
Kazi usho ukuthini ma usho leyonto uyisho ngokuqonda noma usho inganekwane nje owayizwa ishiwo Na!
Uyisiphukuphuku muntu ndini ingqodo uyifaka ezinqeni
Jesus is the way finish
Manje uShembe wazishintsha isibongo wazibiza ngoShembe kdwa amadlozi akhe awamshayanga ..... Kdwa kuthiwa isibongo sinomthelela empilweni yakho.
Ay! Ziningi izimbudane ngizilalela kdwa le ay...
thank you
Ncono ngizibele isidakwa kunokubanga indaba yenkolo ngoba nabajesu banamanga nabanye nabo banawabo amanga ncono umuntu aziphuzele utshwala alindele ukufa🤔🤔🚶🏾🚶🏾🚶🏾
@sanelevee891 Ngaze ngakudabukela uncamela ukudla into enuka kanjena mase iphuma ngomlomo.Ethi umuntu maseyidlile azichamele alale nomakuphi engikhuluma izingozi zomgwaqo zidalwe yibo utshwala bafile abantu abanye balimele.Mfo awukhethe okunye okunengqondo. USHEMBE angeke ufunzwe yena ngoba uyazifikela kumuntu futhi akekho omazi kahle hle ngoba ungaphezu kokucabanga komuntu sihlezi sizakuye kodwa ngeke simchaze ngokwanele mkhulu kakhulu.nawe uyozibonela mhla wafika kuyophela ukwazi kubuse yena nemithetho yakhe kuwe.Elokugcina angeke umthande uShembe engakunakile.mhla wakunaka uyoshintsha ukukhuluma.
Ayikho leyonto umuntu nje lo ofana nabanye uyisdalwa sika Thixo
UShembe akasiye umprofethu ungu Nkulunkulu akekho uNkulunkulu ngaphandle kukaShembe
@@SbongiseniDlamini-u8g wee shem 😢 never
Nigula emakhanda ke manje Anazinto ntu hheyi niyagula ngempela ke manje uumnyama kunivimbezele izintambo zokufa ziyanidonsa esihogweni ubumnyama bobumnyama kuyanizongolezela ukukhala usizi eningethuliswe muntu anazinto ngothixo nina uthixo usimakade ogibela amafu njengeqwela oncwele ongabonwa ngamehlo okhona kuzozonke izindawo owayekhona umhlaba ungakabikho zonke izinto zenziwa ngaye ukubonakalayo nokungabonakali mxm anazinto nina hheyi anazinto anikahlangani nabantu abathixo thi hhayi umdlalo even nalowomuntu enithi nguthixo they will bow uthixo ukusho nina ukuthi bangothixo uthixo akangeni emasikweni abantu abasiko they came with fallen angels powerful spirits those powerful spirits they made falls gods and falls prophets this is where you are in those demons fallen angels where there is sin there is demons
Ucaza ukuthi sadalwa uShembe sonke nommhlaba nazozonke izinto ninamanga nibadala kangaka😂😂
Waze wabhibhidla umdala ndoda. Ngisho ingane yakho will be embarrassed uma ingafunda lemfeketho oyibhalile
Manje uyafa vele lonkulunkulu wenu?😮
Yaz izinto kuze uzazi ubgasebenzisi inzondo thola iqinisi ngazo finish
Ushembe akasuye Unkulukulu uyisthunywa saka Nkulunkulu
@@Kjsithole30 cha izithunywa zikaNkulinkulu zifakaza ngoNkulunkulu
Nakhona it’s doubtful ukuthi uyisthunywa sikaNkulunkulu. But for peace sake, sizovuma nje ukuze kwedlule
@@Kjsithole30 imuphi lowo nkulunkulu omthumile
@@siyas.mbatha yini eyenza ungabaze
Uma kungesiye uNkulunkulu uShembe
UNkulunkulu kanti ubani ?
UMgogi ukhuluma into esiyaziyo esiphila nayo esiphila ngayo.Uyingozi umuntu ogxeka uShembe okufanele ngabe umazi kahle emqhathanisa nento angenaqiniso ngayo.Angigxeki kodwa vula amehlo Africa yini kumele ufundiswe yonke into ngisho nangoThixo.
I’m beginning to even doubt his PhD uNgogi. UShembe uwuKhumalo, the same Shembe was born before King Shaka 😂. Shid maan, ayikho yonke lento. Ukuqhuba nje usuku
uyikholwa kanjani into oyibonayo ngoba uyayibona nje kodwa nake nazi nje ngoba nisemuva nidlala amadimoni kasathane
Ey ngryt emlandweni wakithi bakwethu,ay wakomuny umuzi,inkolo yokhokho yayisebenza namanje sasebenza..kuphela sithand zinto ..besesigxekana ,uma uShembe kusebenzela it's all good,uma omunye esetshenzelwa okwakhe..mus ukuzixaka
Ey ngryt emlandweni wakithi lakwazalwa khona okhokho bokhokho nogulugulu bam bakwethu,ay wakomuny umuzi,inkolo yokhokho yayisebenza namanje sasebenza..kuphela sithand zinto ..besesigxekana ,uma uShembe kusebenzela it's all good,uma omunye esetshenzelwa okwakhe..mus ukuzixaka
@@MondliQwabe-sn3fh Mina Qwabe ngiphika makuthiwa nguNkulunkulu,sonke siyaz ukuth uban Nkulunkulu mninimandla onke,owadala konke okuphansi kwelanga,silala sivuke nje Nguye,uma kuthiw Mprofethi ,Yebo ngingase ngivume,kodwa ekaNkulunkulu choooobo,asingashintshi qiniso esilaziyo,naye nje sazofa kazi nokuth Nini kanjani,efile enjalo ilanga nomnyama koqhubeka ngokwehlukana,solala sivuswe,
Kodwa ke kulungile ngoba umuntu ukholelelwa okumphilisayo nokwenza umqondo kuye...
Amanga lawo uma usuthi yena yedwa oyinkosi yamakhosi Nangu njena uSHEMBE uyiyo inkosi yamakhosi.
Animoyiki na uThixo lo wanidalayo wathi unguThixo onekhwele ningabinathixo bambi.
Lobaba unamanga ahlaza cweee, uIsaiah kanti wazalwa kuqala kunoShaka!? Noma ngabe kuthiwa uShembe unguNkulunkulu kodwa sikhuluma ngo Isaiah owayephila enyameni okuchaza ukuthi kunesikhathi azalwa ngaso. Masibheka isikhathi uShaka ayephila kuso sikude kunesikhathi uIsaiah ayephila kuso. Noma nizoqamba amanga futhi nithi umlando ophambani oqamba amanga ngezikhathi zabo?
Umbhedo yonke into lento futhi ayihlangani. Inhlakanhlaka nje ye history. Kubuse iziNgonyama cishe ezine before kuzalwe Isaiah, lo namhlanje osebizwa ngoNkulunkulu
Akhonto eyatshontshwa ama Greek Ibhaybheli lihunyushwe lisuselwa Kuma Greek
No one is against ur thoughts remove Jews philosophy in ur mind embrace what God gave you as black
Not God But say Satan gave them we dont agree to things of satan unkulunkulu heheheheheheheheheheeh........boooobobooooooooooo. do you know God who is God?
Unamanga wena muntu ,uShaka umdala ukunoshembe musani ukukhuluma amanga nibadala kangaka.
uShembe akasiye inkosi yamakhosi akavukanga ekufeni ,uJesu Kristu wavuka yena yedwa
uyena lona engimkhonzayo mina lowa owafa wavuka ngaleyisiya sikhathi ophilayo kuze kube manje uyaphila
uJesu uyinkosi yamakhosi kholwani nguye ongakholwanga nguye uzolahlwa esihogweni somlilo ongacimekiyo.
Mxm unesiqiniseko esingakanani ukuthi wavuka waw'kuphi wena uhamba ukhuluma into ongayazi
@@zakhelenhleko2695Ake usitshele-ke wena into oyaziyo
Jesus Christ is the King of kings
Noma engaba kephi kodwa uJesu uyena iNkosi yamakhosi
Bayeke Bongani ekgcineni bayovulek amehlo baybone lento oyshoyo
Funda uyeke ukustshela ngamakhosi abanye abafana skomota wakhep nje uJessu iscam
Unamanga
Ok
Sibakhulekele bathelwe iConsi leGazi likaJesu bengakadluli emhlabeni
😂😂😂😂😂
vele nezidakwa zithi kumnandi ukuhlala otshwaleni zifele khona yeka izithixo lezi ukholwe uJesu please uthi mina ngiyindlela neqiniso nokuphila athi akekho oyakubaba ngaphandle kwami athi ongangeni ngesango uyafohla athi mina ngiyindlela neqiso nokuphila athi ngiyisango izimvu zingena ngalo zifumane indlelo yaka lomdlalo wakashembe nesibongo ok nishiya ezakini izibongo nigijimela kwezinye izibongo ushembe uyafa ancwatshwe uyobe ume naye ekwahlulelweni enyameni eyonayo liyini ithemba lenu nincabanga ukuthi isiko leli lingenisa umuntu ezulwini nezimbuzi lezi cha akunjalo izulu elikathixo azenge uNkulunkulu athube ushembe kodwa nginesiqiniseko sokuthi uyisithunywa yena kodwa akaveli ngo Nkulunkulu ku Jesu christu akukholwa ngobuzulu please noma ngobuhlanga zonke izinkolo ezinobuhlanga izithixo lezo nginokuningi engingakusho mayelana nalendaba uma ufuna ulwazi ungangithinta akuwona umdlalo ukukholwa pendukani nazi ukusindiswa komphefumulo ngenyani contacts me here. balekelani isihogo nokungazi.
Ushembe umprofethi
@@prophetmusazungu6566 umprofeth no nkulunkulu kuhlukana kuphi ngoba uprofetha isenzo esenziwa unkulunkulu akusilo igama
@@prophetmusazungu6566 profeth isenzo esenziwa unkulunkulu
Amanga wenu🙌
You dumb ass
Wena uneqiniso yin
Generic.
Musa ukudlala ngathi ufunda sikholwe yinto engekho ayikaze ibekhona naye ushembe wayephethwe ubaba wakhe usathane
Shembe ngumuntfu akasiye Nkulunkulu akafanelwe kukhontwa
Umuntu kuwe hhayi kumanazaretha
@@senzovictorgwalaokay Kusho ukuthi uyislwane ke. Case closed
@@siyas.mbatha unkulunkulu unkulunkulu nomuntu kwehlukene
@@siyas.mbatha ngeke ubize umswati ngenduna uyamehlisa
Silima ndin
Into efe ihamaba phela Thina asimesabi nje ushembe asizona zithutha uJesu kuphela esimesabayo okwazi ukuthatha inyama ayise esihogweni nomphefumulo singasaba laba abafa izino lah emhlabeni abathwele ngani ingakho nje niulala abantu uma bekhuluma ngoshembe kuthwelwe ngani angeke mina ngalwela uJesu kumuntu uJesu uyazilwela noma umuntu angathuka yena uzozilwela myekeni ushembe azilwele uma eyinkosi no weapon shall form against me shall prosper and and the evil word that come to their mount i difuse it inJesus name
Ngihlala nabo abantu bakaJesu ngihamba ngibathandazele ngegama likaShembe basinde.
Mabesezinkingeni beza kithi sibalethele umthandazo ngisho abafundisi labo eninikela kubo.Akufanele ube yingane ngokwenqgondo akukho Jesu ozobuya lana futhi kungenzeka kubeyigama elakhiwayo njengezinye izithixo.uma wake wabakhona ziphi izihlobo zakhe?
@nkosinathingcobo8053 ngiyakuzwa my brother Qiniso lelo Jesus is the king of kings
ushawa ulwazi asilwi siyalalela bhuti...salekahle
@nkosinathingcobo8053 abantu bacabanga ukuthi into misebenza ilungile... konke okukhona nemibuso ekhona ikhonela ujesu futhi imi ngaye naye lomuntu okhonzwayo umi ngaye ujesu yonke imibuso neziphathi mandla even umbuso kasathane umi ngaye ujesu and futhi bayazi kuthi one day izoshabalala
If jesus was awaked where is he now,, you keep talking about parousia which wont happen in your life time and your grand grand sons.
Jesus christ is not just the way but truth and life... he awakened our spirit... other God are walking in the flesh and will reap death
Uqinisile kubelungu hhayi kuwe 😅😅😅😅😅
@@senzovictorgwala jesu kristu inkosi yami ngaphandle kwakhe akekho unkulunkulu kumina. Uyena owazi ukuthi ngizeleni emhlaben yena okhulule umphefumulo wami ekubhujisweni. Unkulunkulu wenyama yonke
@@senzovictorgwala zikhulumele wena angeke ngithi inkosi unkulunkulu lomuntu washiyelwa ubukhosi njengoba naye ezofa shiyele omunye manje unkulunkulu onjani ofayo angavuki kuze kuhlale omunye endaweni yakhe
@@kwazijerome203 umuntu uyaba unkulunkulu eksodus 7 ves1 umoses wafa washiyela ujoshua no joshua wafa washiyela abanye njoba leli bhayibheli liwumuqingo ongaka funda ebhayibhelini lango 1893 hhayi leli eselishintshwe inina ngoba nibalekela ukuthi unkulunkulu uyazalwa abe umuntu
@@kwazijerome203 kuwe noma kumajuda na
nitshelwa izinto ezifile anifuni zinja anifuni amakati ngoba kwadlalwa ngani nithi zingelosi azifiki uma kunezinja khona ingelosi engavinjwa izinja ngempela ingelosi iwumoya hheh? amadimoni lawa adlala ngani
@@nkosinathingcobo8053 into e right ilena eyafika nabelungu 🤔🤔🤔🤔🤔🤔
Ninamanga niyezwa ezincwadini I history akekho ushembe ngeke nina ninamanga too much ,
kazi ukhuluma ngomlando obhalwe ngubani coz Europeans can naver teach you how rich you are as an african and how capable you are. Ziningi izincwadi zomlando ezikhona ngaye kuncika ekutheni wena ufunde yiphi for what reason.
@umbukisobtv akaze nje ngifunde ngo Shembe eskoleni ngafunda ngo Shaka uShembe ngeke ninamanga nina amabi kabi phela ngabe kubekiwe umfanekiso wakhe e KZN umuntu ongaka owenza izimangaliso nina nifuna slandele lenkolo yenu enobandlululo and u Shembe wayethunywe uNkulunkulu ukusiza uZulu kodwa hhayi simkhonze indoda eyalala yazala abantu yenza konke okuyisono nina niyafana nama Muslim kanti ku Nkulunkulu simunye sonke nizofaka ubandlululo olungekho nazishintsha nina ngokuthanda imali ,uZulu wazishintsha yena ngobuqili nifuna izikhundla nabulala uShaka kanti isiqalekiso usesibekile ngeke nalibusa kodwa olanga zikhanya ilanga bolisbusa Susan isiqalekiso kuqala futhi anazi nalokho ukuthi uZulu uhamba phezu kwesiqalekiso sika Shaka nifuna udumo olungekho "NINAMANGA "
Usangene weslima
@collenshandu647 YES USHEMBE USESIHOGWENI UYASHA UNKULUNKULU OWABANTU BONKE AKANASIZWE NABALA NAZILWIMI FUNDA I BIBLE LANGEMPELA GENESIS 1 V 26 SINGUMFANEKISO KA NKULUNKULU SONKE MLUNGU ,NDIYA , MUNTU , XHOSA YINI NJE NENKOLO EMBI YOBANDLULULO
Mxm muntu omnyama owakhohliswa wena ungaphawuli ngoba awazi lutho
True uShembe umphrofethi wamanga othunywe esihogweni ukuzodukisa abantu bakaThixo.
@@MduduziMajola-z9o lokho okushoyo uyokubona ngomhla wokphela ukt uJesu uyombona yn
Jesus amen
Wayibeka yacaca Macingwane 👏
Amakholwa namanga ay😩
@@sihledlamini3857 obani aba neqiniso
Lo baba ufundile kodwa usathane umenze impumputhe.
Kwamfundo yakhe leyo yaphenduka umquba nje
Waist of time listening lies 😊
😂its because this sermon is about a black people thats why you said so you fool,so if i t is about the man you dont know you ll be happy thats why nizond Ushembe ngoba mnyama
Dumbess
Ukube kuchaza umlungu ngabe kuzwakala kancono ingqondo zethu zilimele😂
This is no different to izinganekwane ezazixoxwa ogogo bethu. Abamlandele nje uShembe ngoba bemthanda alikho icala lapho. Kodwa le yokuthi uwuNkulunkulu, it’s pure madness
Shembe is the way