Inyanga Yangithumela Ngemikhovu Angilali Ebusuku Manje

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 11 вер 2024
  • #RealTV1Stories #izinyanga #Umuthi #Ukuthwala #Amaqiniso #KhulumaIqiniso #Iqiniso

КОМЕНТАРІ • 160

  • @PhilisiweCharmaineZama
    @PhilisiweCharmaineZama Місяць тому +29

    Manje manifihla amagama abo sizosizakala kanjani ukuthi singayi kubona..sicela ubazi labelaphi bendabuko

    • @mathaboshange5803
      @mathaboshange5803 Місяць тому +3

      Yisfundo lesi ukth uzqhelelanise nabo

    • @PhilisiweCharmaineZama
      @PhilisiweCharmaineZama Місяць тому

      @@mathaboshange5803 isfundo but abantu abafuna ukusizakala ngesintu bazokwazi kanjani ekungamele baye kubona

    • @user-sm5yb7qm2h
      @user-sm5yb7qm2h Місяць тому

      Injalo nje asathembi lutho

    • @SizakeleEliasDlomo
      @SizakeleEliasDlomo Місяць тому +2

      Mina ngicela Lana dokotela benu nibasho amagama abo kuze singayi kubona

    • @Holycross146
      @Holycross146 28 днів тому

      @@SizakeleEliasDlomoyiya ku Ntsika media uzafumama list lapho

  • @NombusoJaca
    @NombusoJaca Місяць тому +10

    Ukhona unkulunkulu wethu ndlu emyana uNyazi Lwezulu uyeke lamapara akusulela ngezilwane zabo nje bekwazi nokuzisakini zidlenani abathakathi engakutshelanga zophela uyobumkhovu

  • @MathewsNdaba
    @MathewsNdaba Місяць тому +26

    Vula i group mr usazise labelaphi abandlala ngabantu kuze singayi khona

    • @user-rc1gm1jp1f
      @user-rc1gm1jp1f Місяць тому +2

      Soooo true kfanele baziwe nje

    • @user-sm5yb7qm2h
      @user-sm5yb7qm2h Місяць тому +1

      Siyacela ngoba asazi Noma nisebenza nabo

    • @Holycross146
      @Holycross146 28 днів тому

      Yiya ku Ntsika Media uzazifuma pha. Ntsika even confronted them

  • @KhethiweMthembu-r1z
    @KhethiweMthembu-r1z Місяць тому +10

    Niyasirobha animsho igama😂😂

  • @zanellesun1534
    @zanellesun1534 Місяць тому +4

    Yhooo Bhuti usentweni bandla,eii ngikufisela ulthole usizo Nkosiyami,yaze yadabukisa into yakho,usentweni phephisa...

  • @busiekhoza616
    @busiekhoza616 10 днів тому +1

    Hamba eBekvili kunenyanga yeshumi ingumfundisi izokusiza kakhulu bhuti

  • @yvonnemdaka3125
    @yvonnemdaka3125 Місяць тому +3

    Presenter you are doing a good job and you help them in the line they believe, although I believe in God Almighty , continue to help them.🙏

  • @bongidlaminibong1102
    @bongidlaminibong1102 Місяць тому +4

    Siyabonga yellow born ngokulekelela kwakho❤❤ nginethemba lokuthi uzoluthola usizo kuDr Khathazile😊

  • @user-rc1gm1jp1f
    @user-rc1gm1jp1f Місяць тому +10

    Mr Presenter please allow them to expose those scammers....... Kuyoze kube nini bedlala ngabantu😢

  • @lovejoymtshali1932
    @lovejoymtshali1932 Місяць тому +13

    Azisekho. Izinyanga. Asibuyeleni. KuJehova

  • @ThandekaSithole-hj2xd
    @ThandekaSithole-hj2xd 9 днів тому +1

    Themba ku Jehova ngayo yonke inhliziyo yakho nokuqonda kwakho 😊

  • @sanethehappypill
    @sanethehappypill Місяць тому +8

    So uthi maka bizwe nge gama, but wenzela wena wedwa😮

    • @ayandashadows7851
      @ayandashadows7851 Місяць тому +1

      Ay nam ngvele ngadideka

    • @user-vp6rd3dg5y
      @user-vp6rd3dg5y Місяць тому

      😂😂😂😂😂😂😂Nami ngiyambona yellow bone ukuthi uhlakaniphile

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 Місяць тому +4

    The moral of the story ..asipheleni ngalokhu okuncane okusisebenzelayo siyeke ukuthanda izinto zingabantu abansundu ngoba asikubo bonke odokotela besintu abayiqiniso 😢 buka lobhuti bekuphileka ngokuncane abenakho manje kumnyama yonke into 😢😢😢😢

  • @jehovahjireh566
    @jehovahjireh566 17 днів тому

    Mfethu uJesu uyasiza ngiyakutshela mina tshiyaphansi lezizinto. Funa uJesu esonokufunyanwa. Lithathe nje ibhayibhili uthi Nkulunkulu ngiyakunginga ngomoya nangeqiniso ushiyephansi konke lokhu.

  • @user-uh5gk9cd9k
    @user-uh5gk9cd9k 24 дні тому

    Yaze yangikhalisa lendzaba yale couple .nkulunkulu akaniphe emandla you are both humble and truly love each other..Presenter wami nkulunkulu akakubusise bhuti akwandzisele ngokucabanga nje kutsi utfolele bhuti nalomsebenti..but take legal action against this dirty boss and sue him and must be a lesson to others cos baningi abenta njengaye..cc you wil find anothet job..be blessed ❤❤

  • @NontobekoHadebe-kf6ic
    @NontobekoHadebe-kf6ic Місяць тому +5

    Wena yellow bone uzilalelela wedwa amagama ezinyanga uyasifihlela

  • @lihleigama
    @lihleigama Місяць тому +7

    I think they stole his luck…

  • @njabulomthembu3096
    @njabulomthembu3096 Місяць тому +1

    Asithembe uzoluthola usizo ubafo..
    Syabonga ngomsebenzi omuhle Nelo..

  • @BettyKhabanyane-h6s
    @BettyKhabanyane-h6s 12 днів тому

    Ubeganga ngawe bhuti😭😭

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 17 днів тому

    Uyabona nje inyanga eqashile emjondolo udoti lowo

  • @user-fv1sf2el3f
    @user-fv1sf2el3f 22 дні тому +1

    Boss and Ceo

  • @LungelotheRight
    @LungelotheRight 25 днів тому +1

    BOSS ne CEO

  • @MihlaliNtshakaza-n6k
    @MihlaliNtshakaza-n6k Місяць тому +15

    Don't intercept him presenter allow him to proceed with his story

    • @RealTV1Srories
      @RealTV1Srories  Місяць тому +8

      lol 😂

    • @nkolisekosamka404
      @nkolisekosamka404 Місяць тому +2

      Cape Town ime ngenyawo Yellowbone 😂😂😂😂

    • @nontsikelelontuli4449
      @nontsikelelontuli4449 Місяць тому +2

      Ungaze uhleke yellow bone😂😂😂 isingisi akusona esethu"interrupt"

    • @papas28mjoli
      @papas28mjoli Місяць тому +1

      😂😂😂😂 ​@@RealTV1Srories

    • @bongie_t
      @bongie_t Місяць тому +2

      He is trying to make sure that we get all the juice of the story, because not all people are good story tellers.

  • @NoxoloKhumalo-q8t
    @NoxoloKhumalo-q8t Місяць тому +1

    Idlozi lakho alivumi kukhona okungahambi kahle emsamo kabhudi , angeke kube ukuth bonke abantu obahambayo ausizakali, bheka umsamo wakho bhudi.

  • @NompheloTukani
    @NompheloTukani Місяць тому +5

    Umzo. khehlelezi ukhona kwezonyanga fosho😮😅😅😅😅😅

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo Місяць тому +1

    Ey kazi lemikhovu baythathaphi ngoba ukuhlupheka kuyazenza iyndaba uze ungene la kungangenwa khona

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Місяць тому +2

    Wenzela khona ezodakwa kubuhlungu ukungabina Jesu uhamba uqoqa lonke uhlobo lwamadimoni uwagcaba emzimbeni wakho awuzwe nje ugcatshwa okwesngaki kwaze kwanzima ngane yam impilo yakho ixovekile yilezinto owazifaka emzimbeni wakho.

  • @user-mz3xk2fo6t
    @user-mz3xk2fo6t 26 днів тому

    Eyyy engath ungalthola usizo mfan wam gud luck

  • @yvonnemdaka3125
    @yvonnemdaka3125 Місяць тому +2

    People of God let's stop in those things we see on social media because we face trouble of having things we don't know about.

  • @PearlNzama-xy6gi
    @PearlNzama-xy6gi Місяць тому +2

    Usagijima inyanga ezamaqola zonalezi eziphuma emafonini odoti bezinja amaqola

  • @thokoirance380
    @thokoirance380 Місяць тому +2

    Yazi ukugcatswa kubangelana isilwane..cz lezinyanga zihlanganisa amafutha wezilwane thizeni neziyingozi..so guys stay away ngokugcatshwa

  • @protusjr.5424
    @protusjr.5424 Місяць тому +2

    Ukhona kodwa uBabu Dokotela kulabantu ababaliwe 😂

  • @ZodwaSonjica-gc2cf
    @ZodwaSonjica-gc2cf Місяць тому

    Yoooo babu dokotela ngangimuthembile yooooo ugcolile

  • @LeonMolefe-gw7hq
    @LeonMolefe-gw7hq Місяць тому +3

    Intloso Yale channel hukusiza abantu nokuqwashisa kodwa Kwa Nina nifihla amagama alezizinja idlala ngabantu, hay kunzima

  • @thandekazuma9957
    @thandekazuma9957 23 дні тому

    Mncm manje ubafihlelani thina esibukayo sizosizakala kanjani manifihla abantu abangenzi kahle ayi kshuty kmele siyeke kwakubuka lezinhlelo zenu

  • @Mxolisi-bd6sj
    @Mxolisi-bd6sj 7 днів тому

    Kwanzima

  • @NombusoJaca
    @NombusoJaca Місяць тому +1

    Ei uthi uyothwala ucebe inyanga ifike ithwale ngawe kubi lezinyanga

  • @nqohshabangu488
    @nqohshabangu488 5 днів тому

    Lapho awusemncane ukuvula i channel to advocate for Izinyanga

  • @nkosazanasifuba7507
    @nkosazanasifuba7507 Місяць тому

    Khawlinge Yesu buti ngapha koko bazokwenza mkhovu wabo

  • @luhnzama9577
    @luhnzama9577 Місяць тому +2

    Au manje uthi Akasho labelaphi niqede nibafihle aiy awqondile ukssiza

  • @KULUKAConstruction
    @KULUKAConstruction Місяць тому +2

    Ngibani Lomuntu, umulaphi wendabuko

  • @mametsehunadi
    @mametsehunadi 6 днів тому

    Eish brother I wish u can get help 1dy

  • @NdindiElijah
    @NdindiElijah 24 дні тому

    Sebenzisa uRough salt uyivule mawuqeda kuyithenga uhleleke yona .every day uyaChela ngayo uxoshe zonke izinto zbaThkathi ngesoSkhathi uyakhuleka

  • @thandekazuma9957
    @thandekazuma9957 23 дні тому

    Hm engathi ungasizakala bhuti kwaze kwanzima uzobathola abazoksiza ungayeki nokukhuleka

  • @ayandagwaca3647
    @ayandagwaca3647 26 днів тому

    😂😂😂Hey kubi ,lez nyanga lezi

  • @ZonkeNkwanyana
    @ZonkeNkwanyana Місяць тому +2

    Hamba KwaShembe Mfe2

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo Місяць тому

    Seziya shefisana ke ezamanje zikugezise ngisho ebusuku saze savelelwa imikhovu yekani lezizinto thixo

  • @FifiEffie
    @FifiEffie Місяць тому

    Hamba esontweni pls uzophela yilezinyanga zabathakathi

  • @MzwandileNgwazi
    @MzwandileNgwazi Місяць тому +1

    Mahlahlafela🤣🤣🤣🤣yi language yabesuthu leyo?

  • @ZodwaSonjica-gc2cf
    @ZodwaSonjica-gc2cf Місяць тому

    Kanti labantu abashoyo thina asibezwa nje .uyabacisha😅😅😅😅😅

  • @bongumusasiphesihle7295
    @bongumusasiphesihle7295 Місяць тому

    Manje Presenter umuvalelani uma esho abantu bebezama ukumsiza ngoba phela kosisiza nathi sibaqaphele. Khona maningi amaqola la kuma socail media platform manje asibe sisazi.
    Nami nje i can tell my stories umuntu akasethembi lu2

  • @NosiphoNosiphoBukhalibedlozima
    @NosiphoNosiphoBukhalibedlozima Місяць тому

    Yellowbone uzfihla nje ezinyangi mbumbulu ufuna abantu baqhubeke barobheke?Bakthengile kuthi ubafihle kodwa badlala ngabantu ngooTsotsi🤔

  • @pop89001
    @pop89001 Місяць тому

    Masibuyele eNkosini uMvelinqangi, sibeke ithemba lethu kuye. Uyakwazi esikudingayo ufuna ukuba sikholwe Nguye kuphela.

  • @hlengiwezondi405
    @hlengiwezondi405 Місяць тому

    😂😂😂hay niyablekisa kodwa nalezinyanga zenu enizihambayo😅

  • @NokulungaLungo-lj7mm
    @NokulungaLungo-lj7mm 29 днів тому

    Wna bhut awuyiqedanga i process yingakho wawusukelwa ngabantu bekushaye washeshe wa give uper kungakanzek okfunayo ukube waqedel besd uyabona cz izilwane zazikwazi ukukhuluma nawe

  • @khanyicele3688
    @khanyicele3688 Місяць тому

    Deuteronomy 18:10-12. IBhayibheli lisiyalile kodwa ngalezizinto. Africa back to God.

  • @user-hq1co3ry8q
    @user-hq1co3ry8q Місяць тому +4

    Liyasibhora ke manje libaveze labobelaphi libafihlelani manje Ayiii I

    • @User-g5g3f
      @User-g5g3f Місяць тому

      Angisho bona laba laphi they advertise using this channel..... Bazo luza ama customer nabo laba be channel

  • @Smojero
    @Smojero Місяць тому

    Wayakwisgangi esakufaka izilwane...ziphazamiss isdalwa sakho senhlanhla

  • @PeacefulDrum-wy9yh
    @PeacefulDrum-wy9yh Місяць тому

    Busisiwe umuntu othembalakhe liku Jehova uqalekisiwe umuntu othemba lakhe lisebantweni tshintsha ukwenza mfowethu ayikusebenzeli lendlela oyambangayo uyimshile imali

  • @NtokozoGumede-h2s
    @NtokozoGumede-h2s Місяць тому

    Akenizisho lezo nyanga ezikhohlakele ngoba zizosiqeda nya.abantu bayogcina bengasazi ukuhlukanisa idlozi nalezithwalo zabantu.wathwala ngawe loyo muntu.ishoni amagama alezinyanga nkosi yami ukuze sidlalele kude nazo

  • @petrospetros6342
    @petrospetros6342 29 днів тому

    Sicela amagama plz somamela wedwa or ngaba mane ubagaranta 😮

  • @chicomkhwanazi5506
    @chicomkhwanazi5506 Місяць тому

    Manje kuzosisiza ngani lokho ositshela uma ungasho ukuthi ubani lenyana

  • @ItumelengQueenMaduna
    @ItumelengQueenMaduna 27 днів тому

    Hayi bakithi ziyahanjiwa izinyanga haaaaaaaa yazi igama lokaJesu Christ lomahhala haaaaaaaa futhi alikho elihle njengalo Modimo bt sifunda ngamaphutha uze endaweni e-ryt uzosizakala bhut'wami

  • @LungeloMwelase-px8yi
    @LungeloMwelase-px8yi Місяць тому

    izinyanga zihlezi zisho ukuth mawenzelwe ispoki kzomele sifike kuwe within 3 days then ke sewuqhubeka naso ninobabili, yena on his side useskhiphile, ngeke sisabuyela kuye

  • @HIPHOPWITHMBELO-zs3ov
    @HIPHOPWITHMBELO-zs3ov Місяць тому +1

    Izolithola usizo lendoda njengoba isikhulume nawe

  • @hlengiwezondi405
    @hlengiwezondi405 Місяць тому

    Nigquma kanjani ndawonye umkhuba wona loyo nje yoh umsuthu nomzulu kahleni bo

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele 23 дні тому

    Xem uyasiza abantu buti wami

  • @user-sh4eu8dg8r
    @user-sh4eu8dg8r Місяць тому

    Desperation yhoo😢 lead to bad things

  • @BongileSilangwe
    @BongileSilangwe 29 днів тому

    U Dr Dlamini ukhona naye la ngyadlala😂

  • @gumanguzman_loera
    @gumanguzman_loera Місяць тому

    Inking ukuthanda umuthi.nokukholwa ekthen iynkingazakho woylungisa ngomuthi...kanti nje okdingakalayo umkhuleko neziwasho namazi olwandle....

  • @enhlemthethwa3738
    @enhlemthethwa3738 Місяць тому

    Ubusebenza kahle usebenza enkontrakini on the road????😢

  • @sibonisocharles5369
    @sibonisocharles5369 Місяць тому

    Musa ukuphazamisa myekele achaze Yellow bone , ke koapa matlohonono fela😂😂😂😂

  • @ayandamagwa8341
    @ayandamagwa8341 Місяць тому

    Wadibana nenkunzi yegqwirha rhaaaaaa zingcolile ezinyanga zomgunyathi🙄🙄🙄☹

  • @thathokwakhemthimkhulu373
    @thathokwakhemthimkhulu373 Місяць тому

    Webaft nina enikhala ngamagama ezinyanga. Akuvumelekile kuleChannel ukuthi kungezwakala esidlangalaleni. Kuyicala ukubiza igama lenyanga lizwiwe izwe. Izinyanga yizona lezi enizicabangayo.

  • @hlengiwezondi405
    @hlengiwezondi405 Місяць тому

    Kodwa mkhaya wami uxakwe yini uya ezigebengwini zezinyanga bazolahla izilwane zabo sbathwala ngazo la kuwena

  • @NokwaziZulu-b4b
    @NokwaziZulu-b4b Місяць тому

    Kanti sesizothemba bani ngoba lezinyanga esithi zizosilapha ziganga ngathi😢

  • @thathokwakhemthimkhulu373
    @thathokwakhemthimkhulu373 Місяць тому

    Umft inyanga yamnika utikoloshe.

  • @ultraqwickmusic6729
    @ultraqwickmusic6729 Місяць тому

    Sifuna ukwazi phela ukuze singayi kwgezinyanga.

  • @bonganimnisi6894
    @bonganimnisi6894 Місяць тому +1

    Why kufihlwa amagama walezi nyanga kusho ukuthi lama presenter asebenzisana nabo

  • @ayandashadows7851
    @ayandashadows7851 Місяць тому +2

    Ubani lowo melaphi namfihla manje

  • @LAMANCI479
    @LAMANCI479 Місяць тому

    Niyazi saver lezinja ezizenza abelaphi mbumbulu why ningabslasho amagamabo kanti vele fokofani nalabomkhulu benu bodaka

  • @nokuthulasibande33
    @nokuthulasibande33 Місяць тому +1

    Lithi izwi zanini kimi Nina nonke enisindwayo nenikhatheleyo mina ngizoniphumuza. Try Jesus my brother he loves you

  • @gladysmaluka8504
    @gladysmaluka8504 29 днів тому

    We saw the name where lip sinking gogo B😂

  • @MongeziFiki-jp8hw
    @MongeziFiki-jp8hw Місяць тому

    Haaa umkhovu isigoloza esimehlo abomvu

  • @KezaYeko7492
    @KezaYeko7492 Місяць тому

    At least wena bafo walanda intuthu 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @luckyntakana6460
    @luckyntakana6460 Місяць тому

    Nelo f2 ndalithanda ihlelo lakho nendlela olekelela ngayo abantu

  • @rosamaphanga2488
    @rosamaphanga2488 Місяць тому

    Yoh kunzima 😢😢😢

  • @solomonseunane1165
    @solomonseunane1165 Місяць тому

    Beufundiswa buthakathi wena buthi

  • @skheshetrailersptyltd
    @skheshetrailersptyltd Місяць тому

    Lendoda inenkinga ethi ayifane eyami.

  • @siphelelexulu3884
    @siphelelexulu3884 Місяць тому

    Maybe izinwele zakho lezi owazishefa.

  • @khayakazijija4209
    @khayakazijija4209 Місяць тому

    Kanti vele why bangaxelqa amagam.awabo nissigihlela anagama weziNyanga ziqolayo sizophepha njni kuzo x aningazixeli amagama wazo

  • @ANNAHAnnikie-ic9mj
    @ANNAHAnnikie-ic9mj Місяць тому

    BANTU BAKITHI YEKA NI UKUYA NOMA KUKUPHI MANIFUNA USIZO NGOBA KUGCWELE ABATHAKATHI BEZIMYANGA KHUMBULA UKUTHI MA UZOPHUMA ENDLINI UYOFU A USIZO UPHAHLE KUCALA BAKUBO NISE INDLELA

  • @SkhumbuzoKubheka
    @SkhumbuzoKubheka Місяць тому

    Wena khandakhulu uvalelani umsindo wezibongo sosizakala kanjani if uthi uyasiza

  • @user-wu8sn6mw4w
    @user-wu8sn6mw4w Місяць тому

    Esegeje ukhlola uthathelani izilapho? I'm a gobela but bhekani Nani pls... N give us these thief's names

  • @zananasolombela4721
    @zananasolombela4721 Місяць тому

    Joih the presenter is interrupting we can hear the story😢

  • @ZodwaSonjica-gc2cf
    @ZodwaSonjica-gc2cf Місяць тому

    UDokotela ukhonalapho .ayi akalunganga lowo

  • @sibongisenibikokuhle126
    @sibongisenibikokuhle126 Місяць тому

    Mfwethu bamfaka isilwane and siphila naye emzimbeni yisona lesi esivala izinto zakhe nemali kunzima nokuthi abenayo nezingane kunzima kuthi abenazo ngoba isilwane sinomona isigcino sizolala nayeke manje kzomele asisikumele

  • @user-ey5no2rc9x
    @user-ey5no2rc9x Місяць тому

    Kwaze kwabhlungu bhut wam yaz kodwa kungcono ngoba useseyi CEO

  • @user-vp6rd3dg5y
    @user-vp6rd3dg5y Місяць тому

    Lento yenziwa ilenyanga yokuqala yayimosha yalendoda

  • @zamambhele242
    @zamambhele242 Місяць тому

    I think lezinto zesizulu works for certain ppl ay Bonke abantu