- 26
- 144 421
Shembe Ekuphakameni Media
Приєднався 6 чер 2020
Siyababingelela abaNgcwele beNkosi yasEkuphakameni emagumbini omane omhlaba. Amen.
Kuyintokozo enkulu ukwethula lesiteshi sika UA-cam. Lesiteshi sisungulelwe ukusakaza iMikhosi, iziNtshumayelo kanye nakho konke okuphathelene neNkolo yeBandla lamaNazaretha asEkuphakameni. Bayanxuswa abaNgcwele beNkosi yasEkuphakameni ukuthi babhalise (Subscribe) ngaphansi kwalesiteshi khona bezoba ngabokuqala ukuthola okudla okumnandi kwakithi Ekuphakameni.
Siyanxusa ukuthi sibambisane ngenhlonipho endaweni lapho khona siba nemibuzo, imibono nezimpendulo eziphathelene neNkolo yasEkuphakameni.
Ngokubambisana okuhle luningi ulwazi abaNgcwele beNkosi abazolilithola njengoba sizobuye sikhumbuzane ukuthi afike athini amakhosi asEkuphakameni kuthina kusuka ekuqaleni:
1. INkosi uMqaliwendlea (INKosi Isaiah Shembe)
2. INkosi iLwanda (INKosi J. G. Shembe)
3. INKosi uPhasha onjengelanga (INKosi L. N. Shembe)
4. INKosi iNcoyincoyi (INKosi V. V. Shembe)
Siyabonga INKosi inibusise.
Amen!

Ukufika kukaShembe eNhlangwini - INkosi INcoyincoyi 17 July 2021
Ukufika kukaShembe eNhlangwini
Переглядів: 6 674
Відео
AWUKHO UMUZI ONGAWAKHELWA INYANGA - INKOSI INCOYINCOYI 24/10/2020 Part-3
Переглядів 20 тис.3 роки тому
AWUKHO UMUZI ONGAWAKHELWA INYANGA - INKOSI INCOYINCOYI 24/10/2020 Part-3
INKonzo yeSabatha Ekuphakameni INKosi INcoyincoyi 29 September 2020 Sermon
Переглядів 8 тис.3 роки тому
UKubaluleka kokuba nesibindi
INkonzo yeSabatha EMzinkosi IHolwa INkosi INcoyincoyi 24 October 2020 part 3
Переглядів 9 тис.3 роки тому
INkonzo yeSabatha EMzinkosi IHolwa INkosi INcoyincoyi 24 October 2020 part 3
INkonzo yeSabatha eMzinkosi iHolwa iNkosi INcoyincoyi 24 OCTOBER 2020 PART1
Переглядів 11 тис.3 роки тому
INkonzo yeSabatha eMzinkosi iHolwa iNkosi INcoyincoyi 24 OCTOBER 2020 PART1
Intshumayelo yeSabatha eMsakazweni Ukhozi 12/09/2020
Переглядів 6 тис.3 роки тому
INKonzo iholwa iNkosi INcoyincoyi
UMigidi wamaKhosazane eMzinkosi 25 October 2020
Переглядів 22 тис.3 роки тому
UMigidi wamaKhosazane eMzinkosi 25 October 2020
IMigidi wamaKhosikazi eMzinkosi 25 October 2020 2
Переглядів 2,8 тис.3 роки тому
IMigidi wamaKhosikazi eMzinkosi 25 October 2020 2
UKUHAMBA IZINYANGA NOBUNGOZI BAKHONA
Переглядів 8263 роки тому
INkosi iyenaba ngobungozi bokuhamba izinyanga
AWUKHO UMUZI OYOWAKHELWA INYANGA
Переглядів 4973 роки тому
INkosi INcoyincoyi iluleka abaNgcwele ngobungozi bokuhamba izinyanga.
IZIGABA ZOMUZI ZIYACHAZWA
Переглядів 5863 роки тому
INKosi iNcoyincoyi iyenaba ngezigaba zomuzi ezintathu ukuthi ziyini
ISILULEKO KUMAKHOSANA
Переглядів 5173 роки тому
INkosi INcoyincoyi iluleka amaKhosana ngokubaluleka kokuhlonipha abazali ikakhulu umama uma ubaba engasekho.
INKONZO YESABATHA EKUPHAKAMENI 07/11/2020
Переглядів 6 тис.3 роки тому
INkonzo yeSabatha iholwa iNkosi iNcoyincoyi
INkosi iNcoyincoyi ikhuluma ngeSilo sasoNdini uCetshwayo
Переглядів 2,1 тис.4 роки тому
INkosi iNcoyincoyi ikhuluma ngeSilo sasoNdini uCetshwayo
INkosi iNcoyincoyi on Media subject. 04/09/2020
Переглядів 1,2 тис.4 роки тому
INkosi iNcoyincoyi on Media subject. 04/09/2020
INtshumayelo yeSabatha eMzinkosi - INkosi INcoyincoyi 03 October 2020
Переглядів 7 тис.4 роки тому
INtshumayelo yeSabatha eMzinkosi - INkosi INcoyincoyi 03 October 2020
Luchazani Ekuphakameni (kwaShembe) uphawu olumisise kwesiphambano uma ulubuka - INkosi INcoyincoyi
Переглядів 7 тис.4 роки тому
Luchazani Ekuphakameni (kwaShembe) uphawu olumisise kwesiphambano uma ulubuka - INkosi INcoyincoyi
INtshumayelo yeNKosi INcoyincoyi OKhozini FM (20 June 2020)
Переглядів 6 тис.4 роки тому
INtshumayelo yeNKosi INcoyincoyi OKhozini FM (20 June 2020)
Sifuna Indlela Eya Ekhaya - eMzinkosi October 2018
Переглядів 2,4 тис.4 роки тому
Sifuna Indlela Eya Ekhaya - eMzinkosi October 2018
Ukuzilahla phambi kukaNkulunkulu - 05 January 2019: eNhlangakazi
Переглядів 2 тис.4 роки тому
Ukuzilahla phambi kukaNkulunkulu - 05 January 2019: eNhlangakazi
UMgidi waseNhlangakazi 06 January 2019 - iNkosi INcoyincoyi
Переглядів 4,6 тис.4 роки тому
UMgidi waseNhlangakazi 06 January 2019 - iNkosi INcoyincoyi
AMEN Nkosi Ya Manazaretha🙏
uShembe munye
Amen
Amen
Amen
Uzungkhumbule nkosiyasekuphakameni🙏
Baba wami
Anginjengawe baba ngiyokuzama ngiphelele ❤️❤️❤️
Weekser
Ameni Baba ngavele ngavuseseleka. UnyanziLweZulu Shembe is the way❤❤❤
Iyashumayela inkosi😢😢
Iqiniso nkosi
Siyabonga Ncoyincoyi
Well spoken 👌👌
Nkosi yas'Ekuphakameni 🙏
😭😭😭😭
❤
Nkosi yasekuphakameni phakama njalo baba izwi lenkosi yasekuphakameni liyakuphilisa lilodwa nje
Nkosi yamaKhosi.
Malamlela olamulele amaNazaretha esthunjwe uKhozi lwasesnyameni, Shaphiza kashaphi nkom'esengwa yiviyo 🙏
Ngcela usiphe lenkonzo kamdletshe incoyincoyi ekhulume ngayo
Nkosi yamakhosi ngyabusiseka ngawe
Xxxxxce
Shembe Ekuphakameni Media you guys are failings us. We would like to hear more nge Nkosi Incoyincoyi. There's wisdom whenever he speaks kungaba iNtshumayelo or Similar conversation on this video. Ngizofika nemshini yami ngizomuqhopha Ekuphakemi.
Mayibongwe iNkosi esikuzwile makwakhe ezinhliziyweni zethu iNkosi sethembe ukuthi izokwenza utho ngosizi nangokweswela kwethu Ameni
UShembe wangempela useBuhleni Asikwazike wena
Wowu ,haibandla
Luhlale lukhuza uNyazi luthi asingazingeni izindaba zakwaShembe.yimbike lenkulumo oyiveza lapha ngoba kunabantu abangaphendula ngokwedelela kuze kuchaphazeleke noNyazi uqobo lube lungashongo lutho ngoMfowabo oyinkosi eMzini waseKuphakameni.uma ungowakhona kwaShembe ngyaxolisa kepha Uma ungeyena owakhona weza ngokuzokhonzela oKhokho bakho yenza lokhu owakhzela ukhohlwe zindaba zomndeni wakwaShembe ngeke zikusize ngalutho.bhekana namacala oKhokho bakho ubafake eZulwini kwaphela.angilwi nawe.iNkosi ibusise okuzwile.
Ubuhlakani belenkosi 🙌 ngingayilalela usuku lonke.... Cela post ama videos nezintshumayelo zayo zakamumva
Ngiyayithanda kodwa iNcoyincoyi uma ithinta imicu🎵🙌
Akanalo ngisho uphawu lokuba iNkosi
Nami ngisathe ngiyabheka lutho 😂 cha khona akumfaneli.
Angisilona I Nazaretha kodwa iNkosi Incoyincoyi mayikhuluma ufunda lukhulu and uyezwa from his voice ukuthi there’s wisdom from above. Wenza indaba ka Shembe no Nkulunkulu ngiyizwe ngenye indlela, Izitshumayelo zakho ziyangakha ngempela. Angazi noma oMncinana uyakwazi ukubusisa omkhulu yini? Kodwa iNkosi ngiyafisa ikwandisela lokhu ekuphe khona.
Inkosi mayibe nathi nokuthula kwayo kusembathe kusivikele kusambulele inhlakanipho evela kuyo inkosi. Phakama ngathi nkosi yethu amandla akho asebenze ngathi sizuze udumo nobukhulu ngawe nkosi yethu. Amen Izindlebe zethu mazibe Lula ukuzwa ngawe zithobe kuwe. Amen
Ameni
Sithini isihlabelo
Siyakubonga Nguye onguye.
NgiseBuhleni kodwa uShembe wasekuPhakameni uyangiphilisa uma ngimulalela.
Amen
Amenii🙏
Amen nkosi yamakhosi 🙏
Kuhle Mkhululi
Amen
😂
Uhlekani
Nkosi yamaKhosi!
Amen!
Nkosi enamandla onke
Shembe❤️❤️
Nkosi yamakhosi
Amen🙌🏽
Amen..
Ey wakhuluma indaba eNkulu Nkosi yamakhosi
Uthi u Abrahama esicebini ngenkathi sisekulahlweni simcela ukuba athumele emhlabeni kuze nabo bengalahlwa,uthi uma nabo beyomlalela uMose abayukulahlwa kepha mebengamlalelanga bayolahlwa. Nathi siyobuzwa ngalentshumayelo ukuty kanti asiyizwanga yini🙏🙏🙏
Ndlondlo Yomusa
Siyabonga ukuba nabaholi abakhulume kithi ngokushitsha kwezikathi nomthelela wakho emindenini nasezimpilweni. uNkulunkulu akasithethelele ezindleleni ezibukeka zizinhle kanti ezobumnyama