Lihlithemba Mzobe
Lihlithemba Mzobe
  • 197
  • 6 421
"ZAZI UKUTHI UKEPHI NONKULUNKULU"
NANGALOMYALEZO OYISIFUNDO UNKULUNKULU ATHANDA SIKUQONDE UKUTHI KUMELE SIHLEZI SIZAZI UKUTHI SIKUPHI NAYE NGOKUBA LAPHA EMHLABENI IMPILO IFANA NESIKOLE.
NJENGASESIKOLENI UHAMBA AMAKILASI NAMAKILASI NASEMPILWENI EKUKHOLWENI KUNAMAZINGA NGALEYONDLELA EKUMELE UHLEZI UZIQAPHELA UKUTHI USUKUPHI UKUFINYELELA EMPUMELELWENI YAKHO ENGUKUPHILA OKUPHAKADE.
INKOSI IBENANI INIBUSISE INISIZE INIPHE UKUHLAKANIPHA KOKUHAMBA NGENDLELA OKUNGIYO UKUFINYELELA EMBUSWENI WEZULU.
SACELA NIDLULISELE NAKWABANYE BATHOLE UKUPHULUKISWA. AMEN
UNKULUNKULU UYASIZONDA ISONO
UNKULUNKULU UYABUTHANDA UBUNGCWELE
For More:@Lihlithemba Mzobe
Tiktok:Lihlithemba
Facebook:Lihlithemba Mzobe
Instagram:lihlithembawendiemzobe@gmail.com
Переглядів: 38

Відео

"IMIMOYA INGAMANDLA!"
Переглядів 419 годин тому
NGALOMYALEZO UJEHOVA UMENZI WEZULU NOMHLABA NGOMOYA WAKHE WEQINISO ASIHOLELA KUKHO NGOKUSIFUNDISA UKUTHI YONKE IMIMOYA INGAMANDLA. KONKE SIKWAZI UKUKWENZA NGAMANDLA ESINAWO NESINIKWE WONA SINGABANTU OKUYIYO YONKE IMIMOYA EKHONA ESINGAYIBONI. NEMPELA KULIQINISO UKUTHI AKUKHO ESIVELE SIKWENZE NJE NGOBA SINGAMAGUMBI KUPHELA KODWA KONKE KUHAMBA NGOMOYA MASIQIKELELE UKUHOLWA NGOKANKULUNKULU UMOYA WO...
"UMYALEZO KATHEMBI SEETE!"
Переглядів 319 годин тому
LOMYALEZO NGIWUTHOLE NGEZINSUKU ZEVIKI LOKUGCINA LIKA NOVEMBER 2024.
"UKUFA SEKULAPHO SIPHEPHELA KHONA!!"
Переглядів 249 годин тому
LOMYALEZO NGESIBONAKALISO SANGOMHLAKA 18 DECEMBER UQWASHISA NGOKUSOBALA UKUTHI SEKUBULALA NGISHO NESITHI SIPHEPHELA KUKO. NJENGAMANJE SIPHILA EMHLABENI OGCWELE IZINTO OKUNGEZONA NJENGOBA KWANDA IZINTO OKUNGEZONA EZINGADINGEKI EMZIMBENI, EZIGULISAYO, LOKO KUSONDEZA UKUFA NGENDLELA EYISIMANGA MASIQAPHELE ESIKUDLAYO SIKUKHULEKELE NGASO SONKE ISIKHATHI UJEHOVA UZOSISIZA ASIKHULULE. INKOSI IBENANI I...
"INKANUKO IYAPHUTHUMA!!!!"
Переглядів 3614 годин тому
INKANUKO IHLEZI IPHUTHUMA OKUNGUKONA NGOKUJAHA NANGOKUJWAYEZA UMZIMBA UKUHAMBA NGOBUBI UKUZE UHLALE UNGCOLILE. NANGALOMYALEZO NGALELITHUBA ENGIFISA SIKWAZI UJEHOVA UMDALI WEZULU NOMHLABA ASIHOLELA KUKHO UKUTHI SINGABANTU MASIBALEKELE IZINKANUKO EZIZA NGOKUHAMBA NGENYAMA KEPHA SIHAMBE NGOMOYA UKUZE SINGEZOBUSWA ISONO SIZE ZIFICWE UKUFA KUZO, NGAKHOKE BANTU PHENDUKANI NIYALEZWE NIYALEZEKE NGOKUQI...
"DELA KONKE UFUMANE UKUPHILA"
Переглядів 4916 годин тому
SINGABANTU KONKE ESIYALEZWA NGAKO KUFIKELA UKUZOSIZA NOKUPHULUKISA THINA NGOKUBA UMA SIPHILA LAPHA EMHLABENI YITHI EKUMELE SIZIQIKELELELE UKUZISIZA NGAKHO KONKE EKUMELE SIZISIZE NGAKHO. NANGALOMYALEZO EKUMELE SIKWAZI UKUTHI OKUBUSWA YIMIMOYA YIKO OKWENZA ABANTU BASUKE KANGAKA ENKOSINI, BALAHLE UJEHOVA NGALENDLELA NGOBA NGALENKATHI USEBENZISA OKUBUSWA UMOYA THIZENI WONA LONA ONYANYA UJEHOVA UZOK...
"IZITHWALO NGEMINDENI!!!!"
Переглядів 16716 годин тому
LAPHA EMHLABENI SIPHILA NABANTU ONKANUKO ZABO ZIHAMBA PHAMBILI OKUDLULA YONKE INTO EZIKHATHINI ZOKUGCINA OKUBIZA UKUTHI SIHLALE NJALO SIQAPHILE SIQAPHELA UKUZE SIZOKWAZI UKUZISINDISA NGOKUZIBIYELA NGASO SONKE ISIKHATHI. NANGALOMYALEZO UJEHOVA UFISA SAZI KONKE ESIBHEKENE NAKO SIQONDE FUTHI UKUTHI AKUZOSHINTSHA NOMA KUJIKE KEPHA YITHI EKUMELE SIZIBIYELE NGOMDALI WEZULU NOMHLABA NGOKUKHULEKA NGASO...
"IZINDABA ZAMANGA UKUGCINA UBUMATASA!!!"
Переглядів 25День тому
LAPHA EMHLABENI KUKONA KONKE OKUKHONA OKULWISANA NECEBO LIKANKULUNKULU KUZAMA IMIZAMO YONKE UKWENZA ABANTU BAMOSHE ISIKHATHI SOKUSINDISWA NOKUSEBENZELA IMIPHEFUMULO YABO. NANGALOMYALEZO UMDALI WEZULU NOMHLABA AFISA SIKWAZI UKUTHI NEZINDABA IMPELA ZIYAKWENZA UKUTHI UGCINE ULIBALE OKUSEMQOKA EKUMELE UKWENZE UKUZISIZA, NGAKHOKE MASIQAPHELE NGASO SONKE ISIKHATHI IZINTO EZISIQHELISA ENKOSINI. INKOSI...
"UMYALEZO KA NASTY C"
Переглядів 72День тому
LOMYALEZO NGIWUTHOLE NGOMHLAKA 03 DECEMBER 2024. AMEN
"BUYELA LAPHO KUQALE KHONA KONKE"
Переглядів 47День тому
AYIKHO INTO ESEMQOKA NJENGOKUQALA MAPHANSI EMPILWENI UMA WEHLULEKILE UMA UBONA UKUTHI KUYONAKALA NJENGAMANJE USUNEMICABANGO ENGALUNGILE ENGEZE YAKUTHOKOZISA FUTHI KUSASA MASAZI BANTU BAKANKULUNKULU UKUTHI NJENGASEMSHADWENI WASEMHLABENI NASEKUKHOLWENI KUNGUMSHADO MASUSINDISIWE OSHAWA NJALO UKUZE UHLUKANE NETHEMBA LAKHO KEPHA MASIKUBALEKELE LOKO NGOKUBUYELA EMUVA NGASO SONKE ISIKHATHI. INKOSI IBE...
"ISONO SISABHUBHISA MAKHOLWA!!!"
Переглядів 53День тому
EMPILWENI ISONO SIYOHLEZI SIYISONO, UBUMNYAMA BUYOHLEZI BUNGUBUMNYAMA MASIQAPHELE UKUBA SINGAFELI KUSO NGOKUBA AKUKHO UKUPHENDUKA NGALENA KWETHUNA. INKOSI IBENANI INIBUSISE INISIZE NIHLALE NJALO NISENKOSINI UKUZE UJEHOVA EZONIPHA AMANDLA NOMOYA WOKUBONA UKUNGCOLA NESONO ESINGAKUBULALA NGELINYE ILANGA. SACELA NIDLULISELE NAKWABANYE BATHOLE UKUPHULUKISWA.AMEN UNKULUNKULU UYASIZONDA ISONO UNKULUNK...
"UYANIKELA NGEMPELA YINI NGAWE?"
Переглядів 49День тому
BANTU BAKANKULUNKULU NAKUZO IZITHUNYWA ZAKHE LOMYALEZO UJEHOVA UBABA ATHANDA SIKWAZI SIKUQONDE UKUTHI NGASO SONKE ISIKHATHI UMA SISHO OKUTHIZE SIZIMISELE NGEMPELA YINI NGAKO, SINGABANTU SIZA KUJEHOVA SETHEMBISE SETHEMBISE KEPHA SITHOLAKALE SINGAKUFEZI NOKUKODWA ESIKWETHEMBISILE NGALEYONDLELA MASIKUGCINE KONKE NJENGOKWETHEMBISA KWETHU KUMDALI WEZULU NOMHLABA. INKOSI IBENANI INIBUSISE INISIZE NIH...
"IZIMO ZINGADLULI NGOKUBI NGANI"
Переглядів 20День тому
LAPHA EMHLABENI KUHLEZI KUZOKWENZEKA IZINTO EZININGI KODWA KUKONA KONKE KUMELE SIQAPHELE IZIMO ZINGADLULI NGOKUBI NGATHI NGOBA ISIKHATHI SIYAFIKA FUTHI SIYADLULA MASINGADLULI NEZIMPILO ZETHU NGENXA YEZINQUMO EZINGAPHUSILE ESIHLALELE UKUZENZA MIHLA NAMALANGA. MASIBUYELE ENKOSINI NGOKUPHELELE NANGOKULALELA UJEHOVA NGASO SONKE ISIKHATHI NANGAKO KONKE ASIYALEZA NASIHOLELA KUKO. SACELA NIDLULISELE N...
"IZITHUNYWA ZESITHA!!!"
Переглядів 29День тому
LAPHA EMHLABENI KUGCWELE IZITHUNYWA NEZISEBENZI BONKE BASEBENZELA UBUKHOSI THIZENI, NGALOMYALEZO UBABA WETHU OHLALA EKHAYA EZULWINI UFISA ABANTU BAZIBONE NGOKUZIKHETHELA UKUTHI BANGAKULIPHI ICALA NGABE BAHAMBA NABOMBUSO WOBUMNYAMA NOMA WEZULU WOKUKHANYA LOKO KUZOVELA NGOKWENZA KWAKHO UKUTHI WENZA EKANKULUNKULU INTANDO NOMA EYESITHA. INKOSI IBENANI INIBUSISE INISIZE OKANKULUNKULU UGCINA IMIYALEL...
"BATHWELE NGABANTU NGOTSHWALA!!"
Переглядів 32День тому
UMYALEZO WESIPROFETHO NGABANTU ABATHWELE BEHOLA IZINDAWO ZOBUMNYAMA UKUTHI UJEHOVA UMENZI WEZULU NOMHLABA UYABABONA KANTI NESIJEZO SABO SIHLELI SIBALINDILE NGALENA KWETHUNA NGAWO WONKE AMAGAZI ABAWACHITHAYO ABANTU EZINDAWENI ZABO BETHENGISA OKUBULALAYO BESEBENZISA IZINDLU ZABO UKUBA AMAGUMBI NAMATHEMPELI OBUMNYAMA. INKOSI IBENANI INIBUSISE INISIZE NIBUYELE KUJEHOVA NGOKUPHELELE NGOKUBA UMBUSO W...
"NGEZULU ABANTU BAYAWISWA"
Переглядів 3414 днів тому
"NGEZULU ABANTU BAYAWISWA"
"KADE UKWENZA NJE NAWE!!!"
Переглядів 2214 днів тому
"KADE UKWENZA NJE NAWE!!!"
"NGESIMO SEZULU ABANTU BAYALWISWA"(uyaqhubeka)
Переглядів 914 днів тому
"NGESIMO SEZULU ABANTU BAYALWISWA"(uyaqhubeka)
"BEZIBEKA ABABUSI EMHLABENI OKUNGEWONA OWABO!!!!"
Переглядів 38Місяць тому
"BEZIBEKA ABABUSI EMHLABENI OKUNGEWONA OWABO!!!!"
"MASIBUYELENI ENDLELENI!"
Переглядів 92Місяць тому
"MASIBUYELENI ENDLELENI!"
"BEDUMISA IZINGANE!!!!!"
Переглядів 53Місяць тому
"BEDUMISA IZINGANE!!!!!"
"BAFILE BECEBILE!"
Переглядів 29Місяць тому
"BAFILE BECEBILE!"
"AMADEMON ANAMANGA(afuna uzisuse enkosini)!!!!!"
Переглядів 58Місяць тому
"AMADEMON ANAMANGA(afuna uzisuse enkosini)!!!!!"
"UBUNTOMBI YIGUGU-UBUNTOMBI UBUNGCWELE"
Переглядів 36Місяць тому
"UBUNTOMBI YIGUGU-UBUNTOMBI UBUNGCWELE"
"IMIMOYA IZIZWISA IMPILO YABANTU(emzimbeni yabo)!!!"
Переглядів 62Місяць тому
"IMIMOYA IZIZWISA IMPILO YABANTU(emzimbeni yabo)!!!"
"SESEMBULELWE KONKE(Wonke amaqiniso akhona kukuwena ukuwafuna nokuwathola uziphulukise)"
Переглядів 21Місяць тому
"SESEMBULELWE KONKE(Wonke amaqiniso akhona kukuwena ukuwafuna nokuwathola uziphulukise)"
"IMINWE YAKHO-UQOBO LWAKHO!!!!"
Переглядів 67Місяць тому
"IMINWE YAKHO-UQOBO LWAKHO!!!!"
"UNGATHUSWA OZOKUTSHELA NGEZOLO LAKHO LANGAZELELA IKUSASA LAKHO ELAZIWA NGUJEHOVA KUPHELA"
Переглядів 53Місяць тому
"UNGATHUSWA OZOKUTSHELA NGEZOLO LAKHO LANGAZELELA IKUSASA LAKHO ELAZIWA NGUJEHOVA KUPHELA"
"INSILA INGUWE-UBUWENA BUYADLULELA "
Переглядів 37Місяць тому
"INSILA INGUWE-UBUWENA BUYADLULELA "
"QAPHELANI AMABHANGE (ubugebengu)!!!!"
Переглядів 78Місяць тому
"QAPHELANI AMABHANGE (ubugebengu)!!!!"

КОМЕНТАРІ

  • @ThembiTee93
    @ThembiTee93 4 дні тому

    why ukopa i content ka "celestia we the masters voice

  • @HlengiweMbanjwa-r7j
    @HlengiweMbanjwa-r7j Місяць тому

    Amen 🙏

  • @nontobekongubane8019
    @nontobekongubane8019 Місяць тому

    Angiyizwa ke kahle eyokuzicleanser ngamanzi

  • @Doda-u4l
    @Doda-u4l 2 місяці тому

    U Nkulunkulu akubusise nkosazana ngokudla kwendlebe osipha kona. Iyeke le eyokuthi kungenzakalani uma uNkulunkulu engafulathela umhlaba,angifuni ngisho ukucabanga ngayo ngoba ayikho neyodwa into engalunga kungaba ne disorder. U thando luka Nkulunkulu singalubona ngaleso skhathi ukubaluleka kwalo ngoba okwamanje sisazitshela ngaye.

  • @Doda-u4l
    @Doda-u4l 2 місяці тому

    Powerful words my sister. Thanks for opening my eyes.

  • @nhlanhlakhoza-di6gn
    @nhlanhlakhoza-di6gn 2 місяці тому

    Hayibo

  • @nhlanhlakhoza-di6gn
    @nhlanhlakhoza-di6gn 2 місяці тому

    Uqinisile mntanami

  • @AthobekileXesha-ep1fe
    @AthobekileXesha-ep1fe 2 місяці тому

    That's what brother Enigma said about Somizi n the people fight Him

  • @eugenenxele6644
    @eugenenxele6644 2 місяці тому

    Mmmmm siyabonga Amen inkosi ikubusise

  • @boniswalekhuleni9267
    @boniswalekhuleni9267 3 місяці тому

    Ayi Celestial started a trend 😅😅

  • @zamokwakhendlovu9092
    @zamokwakhendlovu9092 3 місяці тому

    I wish waba untwana wami,akwandile lokhu engikbonayo kulesi khathi samamanye

  • @zamokwakhendlovu9092
    @zamokwakhendlovu9092 3 місяці тому

    No no lomntwana ukhuluma spiritual and usemncane,ngifisa ukubona umama owazala

  • @zamokwakhendlovu9092
    @zamokwakhendlovu9092 3 місяці тому

    Waze waba mncane,amazwi makhulu, and lemimoya kakhulu ihlasela bona ngoba bengaqondi

  • @thobanijoji590
    @thobanijoji590 6 місяців тому

    Ukulunga Komuntu Ongena Nkulunkulu Kufana Nezidwedwe Ezibolile please show me the verse my sister

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe 6 місяців тому

      Isaiah 64:6 Sonke saba -njengongcoljleyo, nokulunga kwethu konke kwabanjengengubo enindiweyo; Sabuna sonke njengeqabunga, nobubi bethu basisusa njengomoya. Kahle kahle uNkulunkulu azama ukusicacisela ngako ukuthi singabantu ukulunga kwethu kumele kupheleliswe ngokwenza intando kababa ohlala ekhaya ezulwini ngokwesaba nokuthobela yena ngaphezulu kwakho konke nabo bonke, ngokuba uma sikuveza kubantu kodwa kuye singakuvezi akusho lutho kuye kufaniswa nento yokulahlwa uyafana nozingcolele phambi kukaNkulunkulu kodwa ube umuhle phambi kwabantu.Amen

  • @SmangeleNdwandwe-kv9of
    @SmangeleNdwandwe-kv9of 7 місяців тому

    Ngikufisela inhlanhla sis sengathi konke okuhle kungakulandela❤

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 8 місяців тому

    Which church are true according to the Bible in this world? Because many churches are not true according to this scriptures, Matthew 7:21-23,Roman's 10;1-3,2Corintians 11:12-15,2thimoty 4:3-4,2Peter 2:1-3, and what is Christmas, Goodfriday and Easter according to the Bible?

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe 8 місяців тому

      The only True Church is the church of Jesus Christ which keeps God's Commandments and is of true followers of Jesus. When it comes to all those Pegan Holidays according to the bible those are other God's abezizwe abakhonzwa ngabantu, there are deep lessons about them if you look through history and God does not Condone such Worship.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 8 місяців тому

      @@LihlithembaMzobe Thanks for your own opinion, so which church are preach the gospel of the kingdom around the world to all nations as Jesus Christ said? Matthew 10:16,24:14,28:19-20,Mark 13:10, because that church is true according to the Bible, James 2:26.

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe 8 місяців тому

      @vusimngomezulu2500 We now live in times where by dominations as it is and as they are, no longer have the true Gospel of the Father, so the true Church of Christ which he is coming to get are the people who do his will, who surrender to him bemfuna ngenhliziyo yonke. That's is the REAL CHURCH so if means it is individuals inside different houses of worship then so be it cause now, in all the different spaces of Worship you will find people who are not living a christ like life and they would be dominant which spoils the whole domination at that state. So my point Brother is that anyone and everyone around the world who keeps ubufakazi bukaJesu bephila ngeqiniso lokwenza intando kaNkulunkulu yibo abayibandla ebusweni bukaJesu azobalanda ngomhla wokuphela.