Bonani Streaming
Bonani Streaming
  • 324
  • 2 055 490

Відео

UMEMULO KANYE NOMKHEHLO KA NOLWAZI MTHOMBENI (IMICIMBI NEMIGUBHO EP4)
Переглядів 3,5 тис.20 годин тому
Ubaba u Duma e Nanda oyingxenye yobuholi bentsha yamaNazaretha aseBuhleni “NABACHU National exucutive”, umulisa indodakazi yakhe uNolwazi Mthombeni ngokwesiku lwesintu. Indodakazi iyakhehla khona kulomcimbi, ikhehlwa Mr Tumi oqhamuka kwelase North West ephelekezelwa ifu lezihlwele ezingaba ngani kanye nezihlobo.
UMKHEHLO KANYE NOMEMBESO KA SAMUKELISIWE MAKHOBA (IMICIMBI NEMIGUBHO EP3)
Переглядів 2 тис.22 години тому
UMKHEHLO KANYE NOMEMBESO KA SAMUKELISIWE MAKHOBA (IMICIMBI NEMIGUBHO EP3)
SBONGA GCWENSA AMAVIYO (SHEMBE SPOTLIGHT EP2) - SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 1,6 тис.День тому
Kuloluhlelo sihleli nensizwa yoNyazilwezulu ezalwa ubaba u Mfundisi uGcwensa webandla lamanazaretha ewumholi weqembu lomculo Amaviyo "Sbonga Gcwensa". Amaviyo aziwakakhulu umhlaba wonke ngomculo wabo womshado, anenguma esabalele kakhulu enama views angaphezu ka 4million ku UA-cam.
REV GCWENSA MEMORIAL SERVICE NOZAZA HALL NTUZUMA (SIGALELEKILE EP24) - SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 3,4 тис.День тому
Amalunga ebandla lamaNazaretha aseBuhleni ahlelele ubaba u Mfundisi ugcwensa inkonzo ye Memorial Service ngokubambisana, Okubalelwa izinhlaka "NABACHU, NATESA, UBUMBANO KANYE NESQEBETHO". Unkulunkulu ugawule omkhulu umuthi kwezwela ezweni lonke. Lenkonzo ibanjelwe e Hall Lomphakathi lase Ntuzuma. Kukhona amakhosi, abefundisi kanye nezinye izinhlaka zobuholi bebandla.
MTHETHWENI TEMPLE ABAGCOTSHWA BAKULWAYIBANDLA NABO BELAMUKELA (SIGALELEKILE EP23) - AMANAZARETHA
Переглядів 727День тому
Ezweni lase Mabomvini esigodini sase Nzala ubaba uMshumayeli Chonco kanye nomkhokheli wakwa Zondi bamukela ibandla kanye nalo ibandla lase Mthethweni liyabamukela. Lomsebenzi uhanjelwe nawu baba uMfundisi uNdlovu wase Msenga kanye noMshumayeli u Ndwandwe wase Mlazi kwezinye zezihambeli zosuku.
AMABUTHO EZE KUSHEMBE UNYAZILWEZULU EMACHUNWINI (SIGALELEKILE EP22) - SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 1,4 тис.День тому
Umlando omshishane ngezwe lase Machunwini kanye noShembe. Amabutho ayamazi umkhululi asendela ezulwini azozendlela kumnikazi wabantu.Konke lokhu kwenzeka emhlanganweni omkhulu ngaphansi kwesizwe saseMachunwini emzini wenkosi uNyazilwezulu "Smangalisweni Home"
NKOSI BHALA, MSHU NCUBE, REV MVUMBU AND MORE (IZIHLABELELO EP2) - AMANAZARETHA
Переглядів 1,5 тис.День тому
Sikwethulela Izihlabelelo zamaNazaretha ezihlatshelelwa e Temple-lini Live. Kulesiqephu thokozela u Mshu Ncube, Nkosana Gwala, Nkosi Bhala and More
SBONAKALISWENI TEMPLE UTHANDO LWENINGIZIMU (SIGALELEKILE EP21) - SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 2,1 тис.День тому
Amabandla aseBuhleni kwamaNazaretha ngaphansi kwe Ningizimu region abuthene emzini wase Sbonakalisweni Temple kubaba u Mshumayeli uNdwndwe eMlazi. Inkonzo yothando lukulungiselele ukufaka i Furniture emzini oyingcwele wase Thabani e Eastern Cape.
IMVUNULO YESILUNGU UMGIDI WAMAKHOSAZANE JULY 2024 (IMIGIDI YAMANAZARETHA EP2) - SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 587День тому
Amakhosazane ebandla lamaNazaretha awubekile umgidi oyingcwele wasezulwini, avunule ngemvunulo yesilungu emhlanganweni omkhulukazi ka July 2024.
OSINDISWENI TEMPLE ABAGCOTSHWA BAMUKELWA IBANDLA (SIGALELEKLE EP20) - SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 727День тому
OSINDISWENI TEMPLE ABAGCOTSHWA BAMUKELWA IBANDLA (SIGALELEKLE EP20) - SHEMBE AMANAZARETHA
INKONZO KALWESINE YOMAMA BOBUMBANO EMZINI WAKWA MZIZI (SIGALELEKILE EP19)
Переглядів 1,2 тис.2 дні тому
INKONZO KALWESINE YOMAMA BOBUMBANO EMZINI WAKWA MZIZI (SIGALELEKILE EP19)
UNYAZILWEZULU LULETHE U ONE DAY E ADAMS (SIGALELEKILE EP18) - SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 92414 днів тому
UNYAZILWEZULU LULETHE U ONE DAY E ADAMS (SIGALELEKILE EP18) - SHEMBE AMANAZARETHA
IZINYANE LESILO LAMUKELWA AMANAZARETHA ESENZWENI TEMPLE
Переглядів 1,6 тис.14 днів тому
IZINYANE LESILO LAMUKELWA AMANAZARETHA ESENZWENI TEMPLE
UMEMULO KA SAMUKELISIWE JACA (IMICIMBI NEMIGUBHO EP2)
Переглядів 34 тис.14 днів тому
UMEMULO KA SAMUKELISIWE JACA (IMICIMBI NEMIGUBHO EP2)
REV MDLULU INKONZO YESABATHA ENTABENI IKHENANA (IZINKONZO EP4) - SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 49914 днів тому
REV MDLULU INKONZO YESABATHA ENTABENI IKHENANA (IZINKONZO EP4) - SHEMBE AMANAZARETHA
EMAPHEPHETHWENI MASKANDI MEETS INGO (SIGALELEKILE MANGUNI EP1) - ISINTU
Переглядів 29114 днів тому
EMAPHEPHETHWENI MASKANDI MEETS INGO (SIGALELEKILE MANGUNI EP1) - ISINTU
MR LIZWI NCWANE INKONZO YESABATHA EMAQHAWENI TEMPLE GP (IZINKONZO EP2) SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 1,6 тис.14 днів тому
MR LIZWI NCWANE INKONZO YESABATHA EMAQHAWENI TEMPLE GP (IZINKONZO EP2) SHEMBE AMANAZARETHA
NATESA UKZN WESTVILLE CAMPUS UKUZALWA KOBUNAZARETHA MARCH 10 (SIGALELEKILE EP16)-SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 26814 днів тому
NATESA UKZN WESTVILLE CAMPUS UKUZALWA KOBUNAZARETHA MARCH 10 (SIGALELEKILE EP16)-SHEMBE AMANAZARETHA
BABA MFUNDISI U UGCWENSA AMAKELA AMABANDLA NAMABANDLA EMAMUKELA EBUHLENI (SIGALELEKILE EP15)
Переглядів 7 тис.21 день тому
BABA MFUNDISI U UGCWENSA AMAKELA AMABANDLA NAMABANDLA EMAMUKELA EBUHLENI (SIGALELEKILE EP15)
THULANI TEMPLE PINK SUBREGION NABACHU VISIT (INKOLO NOMTOMUSHA EP5) - SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 42021 день тому
THULANI TEMPLE PINK SUBREGION NABACHU VISIT (INKOLO NOMTOMUSHA EP5) - SHEMBE AMANAZARETHA
BABA MVANGELI U MAZIBUKO E BERGVILLE AMAKELA AMABANDLA (SIGALELEKILE EP14) - SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 69621 день тому
BABA MVANGELI U MAZIBUKO E BERGVILLE AMAKELA AMABANDLA (SIGALELEKILE EP14) - SHEMBE AMANAZARETHA
NATESA DUT UKUZALWA KOBUNAZARETHA MARCH 10 (SIGALELEKILE EP14) SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 29321 день тому
NATESA DUT UKUZALWA KOBUNAZARETHA MARCH 10 (SIGALELEKILE EP14) SHEMBE AMANAZARETHA
KWABHEKUZULU INKONZO YOTHANDO KAZWELONKE (IZINKONZO EP2) - SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 84821 день тому
KWABHEKUZULU INKONZO YOTHANDO KAZWELONKE (IZINKONZO EP2) - SHEMBE AMANAZARETHA
PART 4 UNYAZI MASS GRADUATES CEREMONY ICC DURBAN 2024 (SIGALELEKILE EP13) - AMANAZARETHA
Переглядів 39121 день тому
PART 4 UNYAZI MASS GRADUATES CEREMONY ICC DURBAN 2024 (SIGALELEKILE EP13) - AMANAZARETHA
PART 3 UNYAZI MASS GRADUATES CEREMONY ICC DURBAN 2024 (SIGALELEKILE EP10) - AMANAZARETHA
Переглядів 41021 день тому
PART 3 UNYAZI MASS GRADUATES CEREMONY ICC DURBAN 2024 (SIGALELEKILE EP10) - AMANAZARETHA
PART 2 UNYAZI MASS GRADUATES CEREMONY ICC DURBAN 2024 (SIGALELEKILE EP11) - AMANAZARETHA
Переглядів 49728 днів тому
PART 2 UNYAZI MASS GRADUATES CEREMONY ICC DURBAN 2024 (SIGALELEKILE EP11) - AMANAZARETHA
PART 1 UNYAZI MASS GRADUATES CEREMONY ICC DURBAN 2024 (SIGALELEKILE EP10) - AMANAZARETHA
Переглядів 1,2 тис.28 днів тому
PART 1 UNYAZI MASS GRADUATES CEREMONY ICC DURBAN 2024 (SIGALELEKILE EP10) - AMANAZARETHA
PART 2 EMLALAZI NABACHU SUBREGIONAL CONFERENCE IMIGIDI (INKOLO NOMTO MUSHA EP3)- SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 19028 днів тому
PART 2 EMLALAZI NABACHU SUBREGIONAL CONFERENCE IMIGIDI (INKOLO NOMTO MUSHA EP3)- SHEMBE AMANAZARETHA
PART 1 EMLALAZI NABACHU SUBREGIONAL CONFERENCE IMIGIDI (INKOLO NOMTO MUSHA EP3)- SHEMBE AMANAZARETHA
Переглядів 395Місяць тому
PART 1 EMLALAZI NABACHU SUBREGIONAL CONFERENCE IMIGIDI (INKOLO NOMTO MUSHA EP3)- SHEMBE AMANAZARETHA

КОМЕНТАРІ

  • @melusijohannes1556
    @melusijohannes1556 19 годин тому

    Loba igama lakho ezinhliziyweni zabantu ngyabonga baba makhulu layomaga...indlela enhle mfundisi uGcwensa

  • @PhetheniMpanza
    @PhetheniMpanza 20 годин тому

    Syabonga ukusthatha usbeke enkonzwen yokugcina kamfundisi ❤

  • @SIYABONGAGOBA-u4m
    @SIYABONGAGOBA-u4m 21 годину тому

    Ay uMC bafana bakith 🎉🎉🎉 number one🙌🙌🙌 ilapho nje.

  • @SlindileMzimele-lr6se
    @SlindileMzimele-lr6se День тому

    #Amaviyo

  • @IbheleMakhoba
    @IbheleMakhoba День тому

    Awu madoda ezakithi

  • @SbongileSbongile-h4h
    @SbongileSbongile-h4h День тому

    Yayinhle into yezingane ezonyazi siyabonga abantwana basezulwini nime njalo nikhule ningamlahli ushembe yinhle into eniyenzayo Amen

    • @bonanistreaming
      @bonanistreaming День тому

      Siyababongela ngokuthandwa uThixo wabapha uthando lwenkolo.

  • @phumemathaba8292
    @phumemathaba8292 День тому

    Nabahle nonke❤❤❤

  • @bonganibuthelezi8095
    @bonganibuthelezi8095 День тому

    Ey ngagcina iwushaya umgidi lensizwa

  • @MondliQwabe-sn3fh
    @MondliQwabe-sn3fh День тому

    Awu izintombi madoda kwakuhle kwethu❤❤❤

  • @MosesNgiba-n1n
    @MosesNgiba-n1n День тому

    Ibhishobhi alikhulekanga kundabezotha kodwa libingelele abahlonishwa ababili only, kodwa ke next time uyoyiqaphela.

  • @BusisiweMajola-m6k
    @BusisiweMajola-m6k День тому

    Kodwa ke ISingisi eNdlini yakwaGogo 🤣🤣🤣🤣iHlazo

  • @mogalekganya
    @mogalekganya День тому

    Siyabonga 🎉❤

  • @wesleyqulu5547
    @wesleyqulu5547 День тому

    Beautiful Zulu women, God bless Africa😋🤤

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 День тому

    DR NGOGI MAHAYE YINKUNZI KODWA❤ ULWAZI ONALO YISBUSISO SODWA❤

  • @nkosinathisifisosenkosi7946
    @nkosinathisifisosenkosi7946 День тому

    Angikhonzi kunaNazaretha kodwa Mfundisi Gcwensa bengilalela izimfundiso zakhe masehlabelelwa ethi ngiyaduka ebusweni bakho ,kugcono ngoba washo kuthi ngasiphathi isibhamu esontweni ubulala isonto .

  • @hlalangenkosikhumalo7321
    @hlalangenkosikhumalo7321 День тому

    Sikubonga kakhulu mntaka Nkulunkulu wasenzela iqiniso kulomsebenzi kaMfundisi sengathi uShembe angakukhulisa njalo🙏🙏🙏

  • @JULUKATV
    @JULUKATV 2 дні тому

    Ndlela mhlophe Mfundisi weNkosi

  • @nontobekombhamali7233
    @nontobekombhamali7233 2 дні тому

    Moya wakho uphumule ngokuthula mfundisi wethu omuhle ngaphandle nangaphakathi usishiye nezilonda esingaz sizophol nini😭😭😭

  • @GugulethuRadebe-v4u
    @GugulethuRadebe-v4u 2 дні тому

    Siyabonga uthixo anibusise ngomsebenzi omuhle kangaka ❤❤❤

  • @nelisiwengcobo4529
    @nelisiwengcobo4529 2 дні тому

    Yooo so sweet ngaze ngabusiseka baba mfundisi wase Goli Baba Vula angene

  • @nelisiwengcobo4529
    @nelisiwengcobo4529 2 дні тому

    Angisiyi plastic eyyy bakithi siyabonga bagcotshwa Ba Bhombela

  • @nelisiwengcobo4529
    @nelisiwengcobo4529 2 дні тому

    Hhaa Nkosi yize UMoya

  • @nelisiwengcobo4529
    @nelisiwengcobo4529 2 дні тому

    Hhaa Nkosi yize UMoya

  • @nelisiwengcobo4529
    @nelisiwengcobo4529 2 дні тому

    Siyabonga kakhulu ngokusithatha nisibeke kuze kube ngathi nathi besikhona

  • @nelisiwengcobo4529
    @nelisiwengcobo4529 2 дні тому

    Mmm ngaze ngajabula ukubona ubaba umfundisi u Khanya bengihlala ngimuzwa emsakazweni

  • @vuvunonjojo6242
    @vuvunonjojo6242 2 дні тому

    Eish kona ubuhlungu buyevakala special mshumayeli segqithisa ukubonga 😢😢😢

  • @JoyceMnisi-ok8fm
    @JoyceMnisi-ok8fm 2 дні тому

    uhamba kahle qawe sengathi nhlonipho yakho ingasembatha nomoya ophansi❤❤

  • @NondumisoNgwenya-z5y
    @NondumisoNgwenya-z5y 2 дні тому

    Congrats Manazaretha amahle ❤❤❤

  • @CarolMncube
    @CarolMncube 2 дні тому

    Mfundisu Gcwensa uhambe kahle unkulunkulu akubeke endaweni enhle obuyisebenzela akekho oyofana nawe ngakhokonke into nje engiyoyikhumbula izintshumayelo zakho bezisithatha zisibeke ubukhokhela baba ubusiqinisa kulokhu kukholwa ubungachemile futy ubungancengi ukushumayela kwakho ubufuna ukusifaka ezulwini ukuze senze okuthandwa uNyazi lwezulu baba Nyazi lwezulu syabonga kakhulu ngengelosi yakho obusigcinele yona namhla izoba seduzane nonkulunkulu ebimsebenzele asikaze sizwe lutho olubi ngaye

  • @NtombikhonaMsweli
    @NtombikhonaMsweli 2 дні тому

    Makhulu amazwi kamfundisi Madondo ungamhluphi umfelokazi kanye nentandane hamba kahle ngelosi yamaNazaretha ushembe ebesebolekile yona sebayidinga abebesitsheleke yona

  • @lindiadvisory
    @lindiadvisory 2 дні тому

    inkunzi kodwa Dr Mahaye

  • @Zamamkhwanazu
    @Zamamkhwanazu 2 дні тому

    Shembe sicela usenze singayoni lento yakho enhle kangaka Mfu Khanyi .😍😍😍😍ngiyabonga

  • @sphesihlesibisi7720
    @sphesihlesibisi7720 3 дні тому

    Shembe aze ayikhulise iBonani media 🎉🙌🏾👏🏾 Umsebenzi ewenze lapha mukhulu kakhulu...fanele sbonge

  • @MpumeDlamini-z8s
    @MpumeDlamini-z8s 3 дні тому

    sifiso dladla ngicela unkulunkulu akukhumbule mfundisi wenkosi 😭💔

  • @LindokuhleNsibande-n3y
    @LindokuhleNsibande-n3y 3 дні тому

    Hamba kahle Ndimande Ngcwensa uyibekile induku enhle esizweni sonk ubeyisibani sesizwe sonke

  • @Lil_Bae2Smart
    @Lil_Bae2Smart 3 дні тому

    Ayikho into enhle ngaphezu kwalenkolo ezweni lase Africa. Ngathi inganikwa iplatform sifunde siyiqonde.

  • @n.hmahlaba465
    @n.hmahlaba465 3 дні тому

    Muhle umsebenzi 🎉🎉🎉🎉🎉

  • @thembekapretty6047
    @thembekapretty6047 3 дні тому

    Umfundisi usifundisile ukuhlonipha singamanazaretha

  • @simphiwenothandomjadu6922
    @simphiwenothandomjadu6922 3 дні тому

    😢 aybo bakithi 😢 aphumule ngokuthula mfundisi wethu

  • @makhonzaphewa1004
    @makhonzaphewa1004 3 дні тому

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @jabulanimondlane4564
    @jabulanimondlane4564 3 дні тому

    naze naphoxa ngomsindo ma Nazaretha

  • @sphamandlamkhize9736
    @sphamandlamkhize9736 3 дні тому

    Uthando olungaka 🥺🥺🥺🥺

  • @NtokozoMokoena-b4n
    @NtokozoMokoena-b4n 3 дні тому

    Ubulungiswa abubanga khona umfu Mlungwana ahlabelele ivesi elilodwa kumngani wakhe omkhulu,bekunani asiqede sonke?kodwa izikhulumi kade zingakalelwe isikhathi bonke abafundisi bakhulume above 20 minutes ,eka Shozi yona ubungathi uphethe uhlelo .Kulungile mphathi wohlelo .RIP Gcwensa weNkosi

  • @AbenayeNelly
    @AbenayeNelly 3 дні тому

    💔💔💔💔

  • @slulu7352
    @slulu7352 3 дні тому

    Mfo kaZalukazana eyibili 😂

  • @emmaculatethabile6564
    @emmaculatethabile6564 3 дні тому

    Kwaze kwabuhlungu shembe🥲🥲🥲🥲

  • @busiwendawonde9121
    @busiwendawonde9121 3 дні тому

    Ngimkhumbula uMfundisi uGcwensa ecula esihlabeleo 179, among others. I used to introspect and remember how God wanted us to be.

    • @nelisiwengcobo4529
      @nelisiwengcobo4529 2 дні тому

      Bishop Mkhize siyabonga wasihaya kamnandi Ishlabelelo 203

    • @nelisiwengcobo4529
      @nelisiwengcobo4529 2 дні тому

      Mmm bab Bishop Dube siyabonga amazwi amnandi akhayo mmm indoda Emile nenkemba kushisa kusukela Ku Baba U Ngalozinde kuze kufike. Ku Baba UNyaz Lwe Zulu lala uphumule Baba mfundisi Wo Nyazi

    • @nelisiwengcobo4529
      @nelisiwengcobo4529 2 дні тому

      Into engiyithandayo naku bab Bishop Dube ukuhlonipha nokuthobeka ngiyayikhumbula inkonzo eyayise Mabhida Ilethwe UBaba UThingo Bishop wayewu Program Director ngaqaphela ukuzithoba ngendlela ayeluphethe ngayo

  • @nduduzomncube-b8q
    @nduduzomncube-b8q 3 дні тому

    Haaaa Shozi wayihubela kahle imvu yenkosi 😢😢🔥

  • @thabileforemail
    @thabileforemail 3 дні тому

    Washumayela noma usuthuli mfundisi weNkosi.hambe noShembe obumsenzela ubusuku nemini.

  • @mengezimncwabe08
    @mengezimncwabe08 4 дні тому

    AmaNazaretha nokuhlez Egxeka!! 🙌💔Emngcwabeni Nje Akukho compulsory ukt kuculwr isNazareth only....yikho Nikhala Nize nibe nesbibithwane Nj 😂 Dankii Mgcotshwa wenkosi Ukungacwasi ezinye izinkolo.